Amanoveli nontando geda

Amanoveli nontando geda amanoveli

01/05/2022

Mhla ngamulela ujesu😢😔❤️❤️💔
Iyeza soon

24/07/2021

impela okwam okwezandla
part 1

uSyanda umfanyana owashiywa abazali bakhe ngsi khathi kushiswa umuzi kayise owayeyisicebi wstholwa omakhelwane

kuse kuseni usiyanda ushanela ibala kwa Ndlela lapho ahlala khona bonke balele kuyabanda kusesithwathwa akanalo nejezi kwazona izicathulo
useyagodola kodwa akakwaz ukuyeka ngoba ngumsebenzi awenza mihla yonke izingane zakhona zilele
Maxulu: evuka eyobheka ukth ngabe uvukil usiyanda ukushanel ibala ekloba ekamelweni angamboni aphumele phandl avule Ambone amemeze"namanj awuqedi kusho khonake ukth Izitsha azigezwa fth ngekesidle ulibel wenzana nento eyodwa.azame ukushesha uSyanda aqende abenzel ukudla namanzi okugeza
luluh(indodakaz): kodwa mah yaz lengane ngth iyahohlwa nje nokth sayenzel umusa kodwa ifuna siyitshel ngomsebenzi wayo buka buka "esula ngomunwe itaful ebonisa unina ukungcol maqede amemez syanda! syanda! eze eshesha yebe lulu kunanel usiyanda" imihlola inkosi akwaziwa noma ngingu sisi impel isining inkululeko ! kungani ungazange usule lapha? "ngisulile kuphendul usiyanda "
luluh kusobala awaz ufuna ukthini ucabanga ukuth kukini lapho ubulal khona uvuke ugeze ubuk ithivi ,ngifuna ukbuya kuhlanzekil Lana eshiya eyobika umabona kude, phela usiyanda lo akasondeli kwakuwo mabona kude ungumunt ohlal ematasa nokudla udla ngoba sebedle bonke kwakhona okusalayo

kukwaNgidi: kodwa angkaze ngasibona isihlungu esingaka kuqhuba ubaba uNgidi
MaZulu: ngabe ubaba ubuk lokhu okungiku bonamihla yonke kodwa akananembeza umfazi yaze yahlupheka ingane uncae
uNgidi: yebo mkami kodwa ngabe ngisho ini yena lomfazi nezingane zakh baphenduk izichwichwichwi kaze iyafundani lengane enginga kaze ngiybon iya esikolen selokhu kwath nhlo
maZulu khona kuyamangaza baba kodwa ukufunda uyafunda nomake nje engenawo nomfaniswano ezakh zigqok zîphelel
Ngidi: Kant imali yalengane uyenzani kwaz kwanzim ukungabi namzali ,ngyazisa ngoNono wam mhla sifa
MaZulu:yisho uliphinde Fumuka wam

iyaqhubeka

19/07/2021

ninjani zithandwa zenkosi
nginazisa ukth sengizothola kala nrzincwad kalula

Address

256 Macnz Street
Westville

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Amanoveli nontando geda posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category


Other Westville media companies

Show All