Ukhozi FM - Sigiya Ngengoma

Ukhozi FM - Sigiya Ngengoma Sports and Political Analyst| ZuluRoyalHouse| Author| Music| [email protected]
(155)

10/04/2023
15/01/2021

UKhathide Ngobe ubalisa ngokudlula emhlabeni kowayenguMphathi-steshi salomsakazo uKhozi FM nowayesakaza loluhlelo.

"Ukufa kulinuku bakithi, awu kodwa ngoMphephethe madoda! Namuhla ngingumuntu nje kungenxa yalensizwa eyangithuntutha odakeni, ngixova udaka sakha izindlu zomxhaso eLindelani, yanginika ithuba emsakazweni lokuveza ikhono engaliphiwa uMdali, lokuba ngumsakazi!
Namuhla ngiyikazela inqwaba yezindondo zemiklomelo yokwenza kahle nje kwezokusakaza kungenxa yalobaba wakwaNzimande oselele 😭😭

Insizwa lena ebinenhliziyo enhle ngendlela eyisimanga, ehlale esifisela inqubekela phambili ngaso sonke isikhathi! Into ebingiyithanda ngaye ukuhlale esivikela njengabasakazi uma kukhona imikhonto efuna ukusihlaba singazelele ngenxa yamaphutha ebesibuye siwenze! Ubesukuma asilwele nalapho ubona khona ukuthi ngabe ngingenile eweni ukube ubengekho uBhodloza!

Lobaba ubengumphathi onothando oluyisimanga, engafisi ukukubona uphahlazeka ngendlela engafanele! Into abemuhle ngayo kithi njengabasakazi ubesazi ukuthi sinamaphutha, asivikele ngisho sesigaxela kwamanye amaphutha ebesisuke singawanakile!

Awu avele aphela nasozwanini bakwethu 😭😭😭😭"

Umculi kaMaskandi u-Ali Mgube uncenga omunye uzakwabo ofana neGcokama Elisha ozibiza ngokuthi uyi Galofu Elisha ukuba az...
12/01/2021

Umculi kaMaskandi u-Ali Mgube uncenga omunye uzakwabo ofana neGcokama Elisha ozibiza ngokuthi uyi Galofu Elisha ukuba azozenza Igcokama Elisha engomeni yakhe agadla kuye kwi Gcokama Elisha zizwele kule Link ukuthi uncenga uthini :

https://youtu.be/lTLsGyFTPEU

28/11/2020

"Ubodlula ungithath'eCarlton Ville
WeSomjumase...nami ngiyehla
Ungshayel ihooter" - Imfolomane 😃

Amaciko akhiphile ngapha nangapha wena kosazizwile iyiphi ohamba nayo?

Namhlanje kuQhude Manikiniki kuboshelwe izongqungqulu zomculo kaMaskandiWalter Sisulu ithi ihamba noMtshengiseniUnisa ih...
18/07/2020

Namhlanje kuQhude Manikiniki kuboshelwe izongqungqulu zomculo kaMaskandi
Walter Sisulu ithi ihamba noMtshengiseni
Unisa ihamba noMgqumeni

Wena uhamba nayiphi? Ngena kule Link yakuTwitter uvote 👇🏽
https://twitter.com/ukhozi_fm/status/1284396545463418881?s=19

“Qhude Manikiniki Zindala Zombili. iUnisa ithi Up Mgqumeni Up, kanti iWalter Sisulu Uni yona ithi lihamba neThwasa Langempela uMtshengiseni. 🔥🔥🔥Ibhoba VS Indidane”

30/05/2020

Ugiya Nobani?

on Twitter

Assaaambe

30/05/2020

Qhude Manikiniki Zindala Zombili.

Namhlanje kubhekene iCentral University of Technology eFree State ne University of KwaZulu Natal.

Uma ufuna ukuvota uya kuTwitter

Amabunjwa - Free State
Ezendidane - UKZN

23/05/2020

Qhude Manikiniki, Zindala Zombili. Namhlanje iWits ngapha iMendusa ngale.

Igcokama Elisha lidle umhlanganiso😊

16/05/2020

Dumakahle (MUT) - 40%

Inkosi Yamagcokama (UKZN) - 60%

Twitter

16/05/2020

Ngena usitshele ukuthi ugiya nobani?

089 310 9193

Khuphuka👐🏽👐🏽👐🏽👐🏽

11/04/2020

Sigiya Ngengoma....

Khuphuka!!!!

28/08/2019

Hhayike sesihembe, kukude kwelaseTaiwan. Lenyakanyaka yomshini esihamba ngawo ilayisha 530 wabantu, inezitezi ezimbili (double decker) nezinjini ezine (4)! Manje osekungimangazile yilobanana owondileyo obiza uR10 umunye kwenye yamashophu alapha ngaphakathi esikhulweni sezindiza! Babazani bakwethu, njengobani odla ubhanana om’bili ngoR20, ingqophamlando phela leyo😂😂😂

07/04/2018

Yebo...uZimiphi Zimdollar noNonhlanhla Mdonso

KwaBiyela nakwaNgcobo.... uluzwa kanjani uhlelo?

SIGIYA NGENGOMA

24/03/2018

Khuphuka neyakho ingoma oydinga emsakazweni.....

Sekonakele....

26/01/2018

Niyaphila kodwa?

Asbonane ksasa uhlelo "Sgiya ngengoma" iziphi enifisa sinidlalele zona"?

21/01/2018

Belunjani uHlelo izolo Sigiya neNtatheli yamanga?

19/01/2018

wenzeni uQhosha watrender kangaka?

13/01/2018

Belunjani uhlelo lwanamuhla no Ngizwe Mchunu

08/04/2017

Sihleli noMnikezwa Ngubane obeqokwe kwiBest Newcomer kuMantshontsho kaMaskandi Awards nosanda kukhipha iAlbum yakhe...

Uzophinde ucoshe ithuba uzikhulumele naye ku 0893109193 sikhona kuTwitter naku Instagram

18/02/2017

Sesiphetha nje neNyon'emhlophe uyizwa injani ingoma yayo???

Press Like uma uthokozela uhlelo...

Isilwaaaaaaaaaaaaaaaaaaaane!

17/12/2016

Namhlanje samukela oNdabuzekwayo Bangempela emsakazweni

Zanefa neMfezemnyama

07/12/2016

Kulezi ezisakhiphile kulo December uhamba nayiphi?

Igcokama Elisha
EzeNdidane
Jaiva Zimnike
Shwi noMtekhala
Thokozani Langa
Majotha
Ngelo V
Qhoshangokwenzakwakhe
Mnikezwa

nabanye nabanye

03/12/2016

Ubani unamba 1?

26/11/2016

EzeNdidane isihloko sithi
Ikheshi Lodadooh

iCD iphumile namhlanje kodwa itholakala kubaholi babalandeli,,, hlala eduze nomsakazo wakho ukuze uzizwele

Namhlanje samukela iqembu ezindlin zomsakazo oNdabuzekwayo cupha ku 089 310 9193 nakuInstagram

01/10/2016

Wololooooooooooo

awbheke!
Awbheke!
Shodoza lapho shodoza konakala...

27/08/2016

Salute! Salute!

089 310 9193

Instagram neTwitter sikhona

Rrrrrrrrrrrrrrrrathathaaaaaaaaa!

23/07/2016

02. Ondabuzekwayo Bangempela - Siyabaxova

23/07/2016

03. Ithwasa Lekhansela - Ngqondo Yami

23/07/2016

Uma kungase kutholane phezulu abasakazi boKhozi FM kanye nabaculi bakaMaskandi, yibaphi abaculi ongababophela kwi starting eleven?

Ningamfaki uMjaphani usewa retire hahahaha

Address

269 De Boulevard Road
Pretoria
0184

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ukhozi FM - Sigiya Ngengoma posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Ukhozi FM - Sigiya Ngengoma:

Share

Category


Other Radio Stations in Pretoria

Show All