23/11/2021
Bantu bakithi akesilekeleleni ekunciphiseni izingozi emgwaqeni nawubona itax ogibele kuyo ihamba ngesivinini eseqile asimkhuzeni udriver bakwethu singathuli noma ubona futhi ukuthi udriver ubussy nocingo eshayela uya chatter muceleni kuthi nicela abe focus emgwaqeni kuze lehle izinga lalezingozi ezingaka ezigcina zishiya imizi ivaliwe akukuhle masubona abantu bebhubha kangaka emigwaqeni once waba focus ocingweni ushayela sekungenzeka noma yini because ucingo luyayihungula ingqondo ibekwenye indawo masingabambisana kulokho cishe lingehla uzinga ngoba zimbalwa nje izinto ezidala izingozi ukushayela usocingweni,ukushayela uphuzile.ukuhambisa imoto ngespeed eseqile asiphiki ingozi yenzeka noma Nini kodwa kungcono mabekuvele kufanele hayi ngobudedengu