Eniwe news updates

Eniwe news updates Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Eniwe news updates, Media/News Company, Richards Bay.

02/11/2020

SIBINGELE, MPHAKATHI.

INIWE NEWS UPDATE, ISITHOLE KUTHI KULEZINZUKU SEKUPHINDWE OKWENHLALA YENZA KWANGENA IGEBENGU KWESINYE SAMA TEAROOM ENDAWENI.ITHI INSIZWA YASETOPIA EDAYISA KHONA KUFIKE AMAPHARA ANGAZIWA AFIKA AZITHENGISA IMPUPHU ENKULU, BASEBEYAVULELWA UKUYIKHIPHA.ILAPHOKE EBESEKHIPHA IBHAMU AKHOMBA LENSIZWA,ITHE SIBUZA KUTHI BATHATHENI ITHE ABAYITHOLANGA IMALI SINGAZIKE NOMA IYAFIHLA.

KHONA AKUSAQALI LOKHU KUKANINGINJE KWENZEKA KULABA BOK,FIKA ENIWE. KODWA SIYABONGA NGOBA AKUFANGA MUNTU.

THAT'S IT 4NOW, KEEP ON WATCINH MORE NEWS UPDATES ON THIS PAGE.

WE LOVE U.πŸ’—β€πŸ’”πŸ’–

02/08/2020

HI GUYS

INIWE NEWS UPDATES,, EMINYAKENI EDLULE YAKEYATHOLA UMHLOLA WENTO,LAPHO KWAKE KWATHOLAKALA INDODA IZITIKA NGOKOCANSI NEMBUZI.

UBABA WALOMUZI WEZWA IMBUZI IKHALA EDUZE NALAPHO WAYEZIKHUNGE KHONA, MA,ETHI THUSHU!!! NANSINDODA IKHWELA IMBUZI YAKHE. WABE ESETHI AKAYIKHOKHE LEMBUZI NGOBA USENCOLISE IMBUZI YAKHE.

WAYIBIKA LENTO KWABANYE LOMKHUBA OGILWE ILENDODA,KODWA YANGABOSHWA. AYIGCINANGA NGALOKHO, NAKUMAMA WAYO YAKWENZA, INDABA YAVELA NGOKUTHI UMAMA WAYO UMA ESEDAKIWE WAYEKE AKHULUME KWABANYE ATHI, LENGANE YAMI IYANG,XAKA,UMA ISIDAKIWE EBUSUKU IYANG, KHWELA.

IBHAYIBHELI LIYHI UNGABUMBULI UBUNQUNU BUKAYIHLO NONYOKO.UVUKELWA IMIZWA KANJANI NGONYOKO WAKHO NA??? UFUNA UKUNGENA LA WAPHUMAKHONA???,AYI KAHLENI BO!!!, NIPHOXA IGAMA LABANTU BES,LISA.

HLONIPHA UYISE NONINA UKUZE ZANDE IZINSUKU ZAKHO EMHLABENI, LENDODA YAGCINA NGOKUFA INGAMGEZANGA UNINA WAYO NGESENZO SAYO.

03/07/2020

NEWS JUST IN !!!

ENIWE NEWS UPDATES,,ISITHOLE UDABA LOMLISA WEMINYE IMIZI OK,SEKUSUKE IMPIKISWANO MAYELANA NOKUKUTHI AKABOSHWE.

EMUVA KOKUTHOLA UKUTHI UBEJWAYELE UKUDLALISA ES,THWENI SANGASESE INGANE YAKHE ENA 14 YEARS,, BESENESKHATHI ESIDE EKWENZA LOKHU ITHULE, NGOBA ITHI WATHI UZOYISHAYA UMU ISHO.

INDABA IVELE NGOKUTHI ESEFUNA UCANSI, KUYO.ILAPHOKE IBISIBIKELA ABANYE EKHAYA,KWASUKA IMPI.UMAMA WAYO UTHI INAMANGA, KODWA ABANYE EKHAYA BATHI AKABOSHWE.INKINGA UYENA OWONDLA UMAMA WAYO NAYO, KUTHIWA INGAKHO ENGAFUNI ABOSHWE NGOBA UZOHLUPHEKA.

ENIWE NEWS UPDATES ISALULANDELA LOLUDABA,,

UTHINI UMBONO WAKHO NGALOMNDENI WALOMLISA OGANGA NGENGANE EYIZALA.

04/06/2020

HELLO GUYS

ENIWE NEWS UPDATES, ISIPHINDE YATHOLA UKUTHI SEKUTHOLAKELE USANA LULAHLIWE EMOBENI WELINYE LAMAPLAZI AKHELENE NENIWE, LUTHOLAKELE SELUTHANDA UK,BOLA,, LUNGAFAKE LUTHO.NGOKWEMITHOMBO YENIWE ITHI IZISEBENZI EBEZISEBENZA ZIBONE LENGANE.

AKUKATHOLAKALI UMKHONDO KANINA WAYO OWENZE LESIS,HLUKU ESIMBI, AKUQALIKE UKTHOLAKALA KOMUNTU ESEBOLILE EMOBENI. EMINYAKENI EYEDLULE KWATHI ABAFANA BEZINGELA AMAVONDO KWELINYE FUTHI LAMA PLAZI AKHONA ENIWE BABONANJE NGEZINJA UKUTHI KHONA OKNUKAYO OKZWIWA ZINJA, KANTI ISDUMBU SOMUNTI OFILE OWAYESEBOLILE.

NAYE AKWAZIWA WABULAWA UBANI, KWAZE KWABIKELWA UMNIKAZI WEPLAZI UKUTHI NAKHU KUTHOLAKALA ISDUMBU EMOBENI WAKHE PLAZINI. INIWE NEWS UPDATES ILIGODLILE IGAMA LE PLAZI, NEGAMA LESISEBENZI ELIBIKELE IMITHOMBO YETHU.

ABANTU ABAYEKE LOMKHUBA WOKZALA BATSHINGE IMPHEFUMULO ENGENACALA, IKHONA INDAWO YOKUGCINA IZINTANDANE. HHAYI UKUYIBULALA.

FROM ENIWE NEWS UPDATES.

18/05/2020

SANIBONANI,,INIWE NEWS UPDATES

SENGATHI SEKUNSAKAVUKELA UK,LIMALA ENIWE, NGONYAKA ODLULE KWABANENSIZWA EYALIMALA IMILENZE YAYO EMVAKWENGOZI YEMOTO.LENSIZWA YAHAMBA NGE WHEELCHAIR, KODWA MANJE ISIYAHAMBA,INIWE NEWS UPDATES IMBONILE.LAST WEEK KUPHINDE KWALIMALA ENYE FUTHI LAPHO BISEBENZA KHONA, ILIMAZWE UMSHINI,YALIMALA EMLENZENI. NGOKWEMITHOMBO YETHU ISAZOBONANA NOMNDENI WALENZIZWA UK,THOLA KAHLE IQINISO ISBONGO NEGAMA LAYO INIWE NEWS UPDATES AYITHANDANGA UKULIDALULA NGOBA ISAPHENYA.

INIWE NEWS UPDATES, ITHANDA UKZWELANA NALOMNDENI, SIZOYIBEKA KUNKULUNKULU AYILULAMISE.

LITHI IBHAYIBHELI OKUNGENZEKI
KUBANTU KODWA KUNKULUNKULU KUYENZEKA IZOPHILA AMEEN.

23/04/2020

Eniwe news updates,, sekunsakavukela kumantombazane aseniwe kusukela ngonyaka odlule kuze kubemanje,, onkenje ntambama angena kwi running emgwaqeni ajikeleze iniwe.abanye bathe inhloso ukuthi bazama ukwehlisa weight, yabanye bathi abafuni UK,ngenwa covid 19. Izolo ngibone umama egijima neyngane zakhe, utheuzimisele ngakho, uzovakasha ngisho Plasti ngaphakathi ngoba ufuna ukshisa.kusukela ngo 4h30 kuya 6:00 ziyabuya. Big ups to all girls and boys 4 what you are doing.

14/04/2020

Hi guys,,buwazi nje ukuthi, igama lalapha kuthi isemampembe reserve,not eniwe🀞🀞🀞🀞,lisho njalo ikhehla lakwa cele lixoxa nami u John, rest in peace baba, nkomo isengwa ilele,, lithi lendawo yaqanjwa ngesiziba sasemhlathuze eyibhananeni ngakwa skhumba phansi. Hhayi ngesiziba sakwamganda cha. Isemampembe reserve lapha not eniwe.

13/04/2020

Eniwe news updates,,isithole ngomthombo wayo endaweni ukuthi bake bafika last week befuna test, bafuna ikhansela kuze bathole permission, ngebhadi belingekho. Thanks, that's it 4now,, keep tuning 4 more posts.

13/04/2020

Here we go again,,, fellow citizens,, kunebhunu kade liveza imfihlo ngabantu abahamba emakhaya be testa corona virus emphakathi. Lithi abantu bengavumi testa ngoba e united kingdom (u.k.)kutholakele ukuthi le stroke abasfaka ekhaleni sine virus covid 19,, so any circumstances don't allow them to test you, you will get sick. Why bezo test kithina beyeke izwelabo,, thina let's stay safe,,and nalama mask enziwa e China khona amanye sengathi ane covid 19, singawafaki ngoba ngeke uyazi ene virus.litheke lelibhunu lisabhala incwadi cape Town eyakuma cancel khona,. Ukuthi amise UK test abantu khona,, lathi Uma kutholakala ukuthi likhulume amanga South Africa loxolisa.stay tune 4more updates.

09/04/2020

Welcome to news cafe.

06/04/2020

Hello fellow citizens,, izolo enkanyezini ngokshona kwelanga ngokwemibiko yemithombo yethu,, kusuke enkulu impi kuhujwana ngezinduku, nangezinye ikhali, kuhlaselwana phansi phezulu.ngokwe mthombo yethu asikazz kahle imbangela yokulwa,, kodwa sisazophenya. Kodwa besicela abantu bahloniphe ukuzphatha ngoba kubekhona amasosha namaphoyisa azosigada,,ngoba ngeke kubemnandi. 4 more details stay tune on this page and abide the laws of government regulations,😷😷😷peace and loveπŸ’”πŸ’”β€οΈβ€οΈ.

31/03/2020

Hello,, fellow citizens of eniwe,, kulezinsiku kuthobikwe ukuthi khona owasemozambique otholakale kuthiwa une covid 19 pandemic, asazz kuliqiniso kangakanani.ngokthola ngemithombo muvanje kuthiwa cha ubephethwe imalaria fiver, sisazoqiniseka ngalokho. Keep on checking this page 4 any developments.

Address

Richards Bay

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Eniwe news updates posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share


Other Media/News Companies in Richards Bay

Show All

You may also like