06/08/2024
Sawbona sis, ngicela ukungazisho igama. Ngicela ungicelele uxolo kumama wengane yami. Ngenza iphutha ngiyazisola kakhulu ngalo. Ngamshiya ekhulelwe ever since angbange ngiphindele kuye, ngamshiya nengane, wabeletha ngo 2016, ngiyacabanga ingane ino 8 years manje. Ngifisa ukwakha ubudlelwane nengane yami angazi ngizoqala kanjani ngiyesaba, okungiphathakabi kakhulu ukuthi senginezinye ezilama yona zona ngiyaxhumana nazo iyona kuphela engaylahla. Ngiye ngibone umawayo eyipostile ngishawe amahloni ngisho okubuza impilo ngendlela engamushiya ngayo engenzanga lutho futhi ekhulelwe.
Ngiyathemba ngizosizakala ngiyabonga.