Bhamshela Fm

Bhamshela Fm IZWI LABANTU LIHAMBA PHAMBILI πŸŽ§πŸ“»πŸŽ€

Sisebenzela wenaπŸ“»πŸŽ€πŸŽ§

31/12/2024

Ingoma ehlukanisa unyaka kwe Bhamshela FM Mthandeni SK ft Mawhoo ---Gucci πŸ₯³πŸŽ‰πŸ₯³πŸŽ‰πŸ₯³

iBhamshela FM inifisela unyaka omuhle kunina nonke nemindeni Yenu πŸŽ‰πŸ₯³πŸ«‚
31/12/2024

iBhamshela FM inifisela unyaka omuhle kunina nonke nemindeni Yenu πŸŽ‰πŸ₯³πŸ«‚

iBhamshela FM ifisela Wonke umuntu ukhisimusi omuhle yπŸŽ‰πŸŽŠnibe nosuku oluhle β€οΈπŸŽ‰ nijabule nizibhekeπŸŽ‰πŸŽŠ
25/12/2024

iBhamshela FM ifisela Wonke umuntu ukhisimusi omuhle yπŸŽ‰πŸŽŠnibe nosuku oluhle β€οΈπŸŽ‰ nijabule nizibhekeπŸŽ‰πŸŽŠ

24/12/2024

Sawubona mthandi weBhamshela FM sicela usitshele ukuthi usuku lwakho lwaku Sasa Luka Khisimusi izoli celebrate kuphi uzobe unobani siyakucela ureply πŸ™πŸ™Sicela ureply njengamanjeπŸ™πŸ™β€οΈπŸ™ Uphinde usitshele ukuthi obani obafisela ukhisimusi omuhle β€οΈπŸŽŠπŸŽ‰

05/12/2024

Ingoma ehlukanisa unyaka 2024
Bhamshela Fm Top 10.

Thumela kuWhattapp uhlamvu lwengoma ongathanda sihlukanise ngayo unyaka Ku-- 076 149 177 .Ukuvotwa kuyavalwa ngomhlaka 31 December ngo 9 ekuseni uvota noma ikangaki .

# ehlukanisa Unyaka2024

Bhamshela Fm isiteshi sakho sengoma ehlukanisa unyaka eBhamshela lonke
jikelele ,abanye abathule.

N**i ezikhethwe balaleli ...

Ingoma nohlamvu lwayo

1. Mthandeni SK ft Mawhoo ---Gucc. uhlamvu --M

2. Wanitwa Mos, Nkosazana Daughter & Master KG ft Big Zulu & Zee Nxumalo---- Umfazi wephepha . uhlamvu --G

3.Casswell & Nobuhle --- Can't get. uhlamvu --T

4.Sminofu --- Mageza. uhlamvu --J

5.Team yeGqom &Nangak'uviiper ft Mawaza GTN & Twiin Power --- Ingudu. uhlamvu --S

6. Mjolisi ft Mqobi yazo --- My Dululu. uhlamvu --H

7.G-Jealous ---Amabhinca . uhlamvu --K

8.Sizwe Mdlalose Ft Famsoul & Ma--A ----Izithunywa . uhlamvu --F

9. 2Point ft Bello M ,Epic DJ ,Seneath & Marizo--- Sithadwa Sami. uhlamvu --K

10. Khuzani Mpungose ft Thibela --- Ngenakulayini . uhlamvu --Z

Khumbula uvota noma ikangaki vota njengamanje .
Bhamshela Fm IZWI LABANTU LIHAMBA PHAMBILI SISEBENZELA WENA πŸŽ€πŸŽ§πŸ“»

30/11/2024

Sawubona mthandi ungaphuthelwa I Top 10 yezingoma ezikhethiwe ukuthi sihlukanise ngazo unyaka NGO 18:30 iyaphuma ITop 10 Sicela ubekanye Nathi kumasakazo IBHAMSHELA FM Uma kukuthi awukangeni regroupi lasisakaza khona please WhattApp this number076 149 6177 sikufake uzwe ubumnandi Bento Bhamshela FM IZWI LABANTU LIHAMBA PHAMBILI SISEBENZELA WENA πŸŽ€πŸ“»πŸŽ§πŸŽ€

30/11/2024

Ingoma ehlukanisa unyaka 2024
Bhamshela Fm Top 10.

Thumela nge--SMS igama elithi ingoma kulandela igama lomculi Kanye neculo lakhe Ku-- 076 149 6177 .Ukuthumela kwamaculo kuyavalwa ngomhlaka 30 Ku Lwezi November 2024 ngo 21:00 ebusuku.

# ehlukanisa Unyaka2024

Bhamshela Fm isiteshi sakho sengoma ehlukanisa unyaka eBhamshela lonke jikelele ,abanye abathule.

BHAMSHELA FM RADIO IZWI LABANTU LIHAMBA PHAMBILI SISEBENZELA WENA β€οΈπŸ“»πŸŽ€πŸŽ§

Amadwalwezwe group mawufuna ukulungisa umuzi wakho ungabathinta Kulenamba 071 186 7390 Iya WhattApp unikeze nomakhelwane...
15/11/2024

Amadwalwezwe group mawufuna ukulungisa umuzi wakho ungabathinta Kulenamba 071 186 7390 Iya WhattApp unikeze nomakhelwane wakho njalo naku no December ususeduze bafonele njengamanjer Amadwalwezwe group We don't just build houses we build homes ❀️

LihleNtwenhle Photography bakushayela isithombe sikanokusho bashutha noma ngabe iluphi uhlobo lomcimbi Odinga ukushuthwa...
15/11/2024

LihleNtwenhle Photography bakushayela isithombe sikanokusho bashutha noma ngabe iluphi uhlobo lomcimbi Odinga ukushuthwa Uma ubafuna ungaba thinta Kule number 076 615 4835 kufacebook Mvelo NtwenhleRh Ndlovu (Umshuthi)

Neli Mthembu ungaxhumana naye ukuze uzitholele eyakho akangcini lapho udayisa nezigubo zabantu besifazane nezichathulo.0...
15/11/2024

Neli Mthembu ungaxhumana naye ukuze uzitholele eyakho akangcini lapho udayisa nezigubo zabantu besifazane nezichathulo.

060 939 6700 or 073 323 2705
Ziya WhatsApp Kazi ulindeni❀️

06/10/2024

Sawubona mthandi weBhamshela FM ungaphuthelwa uhlelo EZOTHANDO NEZINGASOZE ZABUNA 12:00 to 12:30 noLondani Patshazela Thumbeza HLOPHE isihloko sithi lomuntu othandana naye manje mayengathi kuphelile ungenzenjani? Ungaphawula ngokuthumela VN 076 149 6177 noma ureply πŸŽ§πŸŽ€πŸ“»

01/10/2024

Mawungathanda ukuba umlaleli weBhamshela FM ungasithinta Kule number Ku WhatsApp 076 149 6177 usicele kuyona ukuthi siku add Bhamshela FM IZWI LABANTU LIHAMBA PHAMBILI πŸŽ€πŸ“»πŸŽ§

01/10/2024

IZINHLELO ZEBHAMSHELA FM ZIMI KANJE

MONDAY: UHLELO:(IKHAYA LEBHAMSHELA ) 18:30 TO 19:00 NO NHLANHLA MAJOLA

TUESDAY: UHLELO: (CHOTHOZA MFANA, ELAMANQAMU NAMHLANJENA) NO NKOSI HAQA ZONDI

WEDNESDAY: UHLELO (SIKHANYISELANA NGOLWAZI) NO MAGXABHASHE 18:30 TO 19:00

THURSDAY: UHLELO (EZEMIDLALO) 18:30 TO 19:00 NO THUTHUKANI MATHOBELA


FRIDAY: UHLELO:(IPATY YOMHLABA) 18:30 TO 19:00 NOLONDANI PATASHAZELA THUMBEZA HLOPHE.

NGESABATHA: UHLELO:
( IDOKODO LAMANAZARETHA) 6:00 TO 6:30 .

NGALO FUTHI ISABATHA UHLELO:( EZIVUSA USINGA) 16:30 TO 17:00 NOLONDANI PATASHAZELA HLOPHE LAPHO SISUKE SIKUDLALELA KHONA UMASIKANDI

NGESONTO: UHLELO: (INDUMISO) 7:00 TO 7:30

NGESONTO: UHLELO: (EZOTHANDO NEZINGASOZE ZABUNA) Sbongankonke Gumede 12:30 TO 13: 00

ZISAMI KANJER INHLELO ZEBHAMSHELA FM OKWAMANJE BHAMSHELA FM πŸŽ§πŸŽ€πŸ“»(IZWI LABANTU LOHAMBA PHAMBILI)

27/09/2024

Sawubona mthandi weBhamshela FM ungaphuthelwa uhlelo IPARTY YOMHLABA 18:30 TO 19:00 NOLONDANI PATASHAZELA THUMBEZA HLOPHE πŸ“»πŸŽ€πŸŽ§ mawuthanda ukuphawula ohlelweni UNGASISHAYELA iVn Kule number 076 149 6177 noma usifonele 0820 4341 89 Bhamshela FM IZWI LABANTU LIHAMBA PHAMBILI SISEBENZELA WENA β€οΈπŸ“»πŸŽ€πŸŽ§πŸ“»

Address

R 614
Pietermaritzburg

Telephone

+27761496177

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Bhamshela Fm posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Bhamshela Fm:

Share

Category