Umgungundlovu 107.6 FM Community Radio

Umgungundlovu 107.6 FM Community Radio Pietermaritzburg community radio station
(7)

 🐘 with DJ Fish & Nonjiva da Diva from 15h00 to 18h00... Kickstarting the weekend with a bang!!! 🔥🔥Topic:Mlaleli iyiphi ...
26/07/2024

🐘 with DJ Fish & Nonjiva da Diva from 15h00 to 18h00... Kickstarting the weekend with a bang!!! 🔥🔥
Topic:
Mlaleli iyiphi into ongathandi ukuphazanyiswa kuyona mawuyenza? Isibonelo: ukungathandi ukuphazanyiswa mawudla.

2. 'S REFLECT ON THE WEEK! - Mlaleli, yini enyuse your spirit ekujabulisile this week, kanti yini futhi ekwenze wangekho right into eyenzekile evikini? (your Highs & Lows)...

Calls☎️:033 342 3970
WhatsApp📱:062 315 1986

  namhlanje besivakashelwe ithimba le  Gwinya konke, abasishiye nezingoma ezisihlabe umxhwele ngendlela emangazayo.
26/07/2024

namhlanje besivakashelwe ithimba le Gwinya konke, abasishiye nezingoma ezisihlabe umxhwele ngendlela emangazayo.

26/07/2024

Art Bukhoma with Gwinya Konke

Happy Freeky Friday Emini Bebade sihlanya kuphela 12h00 -15h00. Birthdays 🎉 kwabazalwayo.Siduduze abadlulelwe Art bukhom...
26/07/2024

Happy Freeky Friday Emini Bebade sihlanya kuphela 12h00 -15h00. Birthdays 🎉 kwabazalwayo.
Siduduze abadlulelwe

Art bukhoma 13h05 - 13h30 with Gwinya Konke music band

Asibe ndawonye mlaleli on WhatsApp 062 315 1986
Google store/ App gallery to download Umgungundlovu app.

Ekhaya The TGIF Edition Sibonga ukuvuka  (Gospel Music Same Script Different Cast (Same song different Artists Sicobelel...
26/07/2024

Ekhaya The TGIF Edition
Sibonga ukuvuka (Gospel Music

Same Script Different Cast
(Same song different Artists

Sicobelelana ngolwazi
Home Remedies , Home care and Beauty Tips

Silungisa I country
Indoda engenayo imali ingamjabulisa yini owesfazane ebudlelwaneni ??

  Breakfast Show*✨: with uPrince Aka Stanana06:30 -  'itiye -  njengoba sekugcwele amphora ( abantu abahlala emgwaqeni b...
26/07/2024

Breakfast Show*✨: with uPrince Aka Stanana
06:30 -

'itiye - njengoba sekugcwele amphora ( abantu abahlala emgwaqeni bedla izidakamizwa)

Manje njengoba bengagezi benanephunga Uma kwenzeka egula eya esibhedlela silindele ukuthi agezwe ubani kulayini khona uhlala eduze kwabani.

¡¡it's friday cela ingoma sikudlalele yona

ITS FRIYAY

- something Dambuza Artist

2. 📼🔊

- uhamba nayiphi ingoma lah:
-
A . Hit after hit. Gatsheni

B. . Ijuba. Mzukulu

Calls☎️:033 342 3970
WhatsApp📱:062 315 1986
Ungasthola futhi kwiApp

http://www.ourapp.is/umgungundlovufm
Kanye nakwiwebsite
https://thesoundofchoice.co.za/

 🐘  with DJ Fish & Nonjiva da Diva from 15h00 to 18h00...ONGAKULINDELA NAMHLANJE•Topic:Abanye abantu abathandanayo abana...
25/07/2024

🐘 with DJ Fish & Nonjiva da Diva from 15h00 to 18h00...

ONGAKULINDELA NAMHLANJE
•Topic:
Abanye abantu abathandanayo abanankinga nokusebenzisa isxubho nethawula okukodwa(sharing) baze bageze ndawonye ngesinye iskhathi. Mlaleli ngabe wena ikuphi la othi cha khona, ungasisebenzisa isxubho nethawula komuntu wakho noma into ongasoze wayenza? Khuluma nathi…

•Throwback Thursday: usisendela irequest yengoma ofisa sikudlalele yona yakudala (old skool kwaito or house music) bese uyasitshela ikukhumbuzaphi, wawukuphi, wenzani, nobani?! 😊
Calls☎️:033 342 3970
WhatsApp📱:062 315 1986

  konke  Care Asibe ndawonye 12h00 -15h00 Emini Bebade sikhuluma ngokubaluleka kokujoyina umasingcwabisane no I care.Iba...
25/07/2024

konke
Care
Asibe ndawonye 12h00 -15h00 Emini Bebade sikhuluma ngokubaluleka kokujoyina umasingcwabisane no I care.

Iba nathi mlaleli ku what's app 062 3151986

"Ngokuba thina siyizisebenzi kanye noNkulunkulu, nina niyinsimu kaNkulunkulu, niyisakhiwo sikaNkulunkulu" 1kwabaseKorint...
25/07/2024

"Ngokuba thina siyizisebenzi kanye noNkulunkulu, nina niyinsimu kaNkulunkulu, niyisakhiwo sikaNkulunkulu" 1kwabaseKorinte 3vs9

Sidumisa iNkosi 9-12 noBongiwe BP Nxele




10:00 - Word of God (Ps N.Z Mncwabe)

10:30 - (Prayer Requests)

11:15 - Imvuselelo kaMoya oNgcwele (Dr Favour Mabaso)

*  Breakfast Show*✨ :with uPrince AkA Stanana 06:30 - 09:00  Sichazani lesisagaAkukho thusi lathetha lilodwaNqe nazo!!! ...
25/07/2024

* Breakfast Show*✨ :with uPrince AkA Stanana
06:30 - 09:00

Sichazani lesisaga

Akukho thusi lathetha lilodwa

Nqe nazo!!!

'itiye!! Kuthiwa ubuhle bendoda zinkomo zayo, zizovelaphi lezozinkomo njengoba abantu besilisa sebethanda utshwala kangaka, nabo osistaz sebeyaziphuzela azovelaphi amakhosikazi namadoda aqotho Uma kunje.

Ake sizwe Zulu.



oluhle Amen 🙏

Guest alert ⚠️=

💯✨ umculo omdala sazisephela it Throwback Thursday vibes

Calls☎️:033 342 3970
WhatsApp📱:062 315 1986
Ungasthola futhi kwiApp

http://www.ourapp.is/umgungundlovufm
Kanye nakwiwebsite
https://thesoundofchoice.co.za/

WISDOM WEDNESDAY 🐘  with DJ Fish & Nonjiva da Diva from 15h00 to 18h00...ONGAKULINDELA NAMHLANJE•Topic:Kuhlezi kuthiwa ‘...
24/07/2024

WISDOM WEDNESDAY
🐘 with DJ Fish & Nonjiva da Diva from 15h00 to 18h00...

ONGAKULINDELA NAMHLANJE
•Topic:
Kuhlezi kuthiwa ‘kuthatha umphakathi ukukhulisa ingane’ nokuthi ‘indlela ibuzwa kwabaphambili’. Mlaleli ngabe ikuphi la othi khona cha umangabe umndeni/ abantu bekutshela ukuthi uyikhulise kanjani ingane yakho ikakhulukazi maningabazali abasha, uthole ukuthi sebeyazithathela izinqumo bengaqalanga kuwena? Ubhekana kanjani nalesimo?

• : Mlaleli sitshele ukuthi ikuphi othi phansi ngakho namhlanje ongahambisani nako e.g ngokubulawa kwabantu besifazane. 🚩🚩🚩

Calls☎️:033 342 3970
WhatsApp📱:062 315 1986

Inkantolo yemantshi emgungundlovu ilihlehlisele 30 July 2024 icala elibhekene nowelisisa ongowomdabu wayendiya osolwa ng...
24/07/2024

Inkantolo yemantshi emgungundlovu ilihlehlisele 30 July 2024 icala elibhekene nowelisisa ongowomdabu wayendiya osolwa ngecala nokuzama ukunukubeza ngokocansi owesifazane oneminyaka engi30 ubudala.
Lesigameko senzeka esibhedlela e St Anne's khona lapha emgungundlovu emavikini ambalwa adlule, lapho umgilwa achaza khona ngokuphathaphathazwa umsolwa kwisitho sakhe sangasese. Umgilwa wathi wayephuma ukuyohlinzwa eseya kwelinye igumbi ngesikhathi umsolwa emuphathaza kwisitho sakhe sangasese wabe esebikela isbhedlela ngaloludaba Kanye nezintatheli zomsakazo umgungundlovu Fm nokuyizona ezalusukumela loludaba Kanti kuvela ukuthi lomsebenzi usamisiwe emsebenzini njengoba kuqhubeka uphenyo.

Sesiqalile isithangamu samadoda ehholo lomphakathi eMkhambhathini. Amadoda ahlanganyele kuleli hholo ukuzobhunga ngezing...
24/07/2024

Sesiqalile isithangamu samadoda ehholo lomphakathi eMkhambhathini. Amadoda ahlanganyele kuleli hholo ukuzobhunga ngezingqinambha abahlangabezana nazo emakhaya, emsebenzini, empilweni yabo yangasese kanye nesimo sezempilo yabo. Athi lokhu akwenza ukuqinisekisa ukuthi akha isizwe esiqotho nesinesithunzi. Udaba lusaqhubeka.

Another Wednesday Emini Bebade 12h00 -15h00 nezingoma ezicelwe uwena mlaleli kumsakazo wakho ohamba phambili.13:00 Sizob...
24/07/2024

Another Wednesday Emini Bebade 12h00 -15h00 nezingoma ezicelwe uwena mlaleli kumsakazo wakho ohamba phambili.

13:00 Sizoba neLive Perfomance neSimunye Group
Closing time 13h30 strictly RnB and Soul.
Sinazo ezihamba phambili.
Birthday dedications akhona.

Namhlanje sibheka ububi bokhwantalala (Depression)
Nokuthi yini engasiza umuntu onalo.

What's app number 0623151986.

Iphupho alisoze lafa umnikazi walo esaphila, sivukile sisonke Ekhaya 9-12 noBP   imbewu yothando Namhlanje mlaleli ake s...
24/07/2024

Iphupho alisoze lafa umnikazi walo esaphila, sivukile sisonke Ekhaya 9-12 noBP


imbewu yothando


Namhlanje mlaleli ake sibheke Inhlalo emva kokuthi oyedwa ephingile, kungenzeka emshadweni okanye ebudlelwaneni. Umxolela kanjani umuntu ophingile kungaba owesilisa okanye owesifazane, nikubuyisela kanjani ukwethembani obese kuphelile, uma nibuqeda ubudlelwano okanye umshado wenu uphela kuthatha iskhathi esingakanani ukunika uthando elinye ithuba.

10:40 - (Uthi bewazi/Did you know??) noAndile Ndwandwe

Whatsapp : 0623151986
Calls : 033 342 3970/ 033 342 2391

*  Breakfast Showi yini oziqhenya ngayo kulezizinsuku.Isaga sanamuhlaIsilo siyawafinyeza amazipho. Siphuza itiye!!  Yini...
24/07/2024

* Breakfast Showi yini oziqhenya ngayo kulezizinsuku.

Isaga sanamuhla

Isilo siyawafinyeza amazipho.

Siphuza itiye!! Yini ekucikayo noma ekuphatha kabi ngalaba

1 abantu osebenza nabo
2 omakhelwane
3 ama X
4 abangani

Ungaba u anonymous ngeke sikusho

Ake sizwe!!

💯

Calls☎️:033 342 3970
WhatsApp📱: 062 315 1986
Ungasthola futhi kwiApp

http://www.ourapp.is/umgungundlovufm
Kanye nakwiwebsite
https://thesoundofchoice.co.za/

Sekuphinde kwanjalo futhi mlaleli . Sithi kusaphaka uphoko njalo ngolesibili kusuka ngo 7 kuya ku 9 ebsuku. Sikuphathele...
23/07/2024

Sekuphinde kwanjalo futhi mlaleli . Sithi kusaphaka uphoko njalo ngolesibili kusuka ngo 7 kuya ku 9 ebsuku. Sikuphathele izingoma zombhaqanga ezishisa bhe . Hlala eduze komsakazo ungabe usanyakaza , Khuphuka lapho wentazinga .

Msunduzi Municipality Public Safety Manager Mr Sandile Zondi on Current Affairs on Public safety in the city of Pieterma...
23/07/2024

Msunduzi Municipality Public Safety Manager Mr Sandile Zondi on Current Affairs on Public safety in the city of Pietermaritzburg matters

Indlovu Iyosithela Drive Show with Dr Mngadi today's topic Herpatitis disease
23/07/2024

Indlovu Iyosithela Drive Show with Dr Mngadi today's topic Herpatitis disease

Namhlanje ohlelweni lwezindaba zmphakathi from 18:00-19:00 sinabakwaMaspala uMsunduzi eszoba naye ntambama uMr Sandile Z...
23/07/2024

Namhlanje ohlelweni lwezindaba zmphakathi from 18:00-19:00 sinabakwaMaspala uMsunduzi eszoba naye ntambama uMr Sandile Zondi ongumphathi wezokuphepha komphakathi eMsunduzi bezokhuluma ngomkhankaso wakamuva wokuvikela umphakathi nasekqinisweni komthetho lapha enkabeni yedolobha

Pension Payouts are available for collection at your nearest   store from Friday, 2 August 2024. Enjoy a quick, easy, an...
23/07/2024

Pension Payouts are available for collection at your nearest store from Friday, 2 August 2024. Enjoy a quick, easy, and secure collection process.

  🐘with DJ Fish & Nonjiva da Diva from 15h00 to 18h00...ONGAKULINDELA NAMHLANJE•Topic:Mlaleli asikhulume usiko luthi umu...
23/07/2024

🐘with DJ Fish & Nonjiva da Diva from 15h00 to 18h00...

ONGAKULINDELA NAMHLANJE
•Topic:
Mlaleli asikhulume usiko luthi umuntu omdala kunawe uyamthobela/uyamhlonipha kodwa masifika endimeni yokusebenza kuthiwa akekho omdala akekho omncane sonke siyalingana. Emsebenzini uke uthole kunabantu bebizana ngo sisi, bhuti no mama ngezizathu zokutshengisa inhlonipho. Umuntu agcine usezithola engaphansi kwengcindezi yokuthi lo kade embiza kanjalo usekufake ekhanda akasa myaleli njengozakwabo abalinganayo ngokwesikhundla mekhuluma naye, ngesizathu sokuthi umthatha njengengane yakhe ayizalayo usekhuluma noma ikanjani alindele ukuthi uzokwenza intando yakhe. Wena ungenzenjani ungaphansi kwalesimo uyamtshela ukuthi awuhambisani ngendlela akhuluma ngayo nawe kumbe uyamyeka ngoba uthi usekhulile?

•Namhlanje It's : la wena mlaleli sikunikeza ithuba loku cela ingoma othi "This is your feel good song" and it will take you through the week...🎶😊

Calls☎️:033 342 3970
WhatsApp📱:062 315 1986

Happy Tuesday 12h00 -15h00 Emini Bebade sisonke nomculo ohamba negazi.Birthday wishes Ezihamba phambili. "Yinini la utsh...
23/07/2024

Happy Tuesday 12h00 -15h00 Emini Bebade sisonke nomculo ohamba negazi.
Birthday wishes
Ezihamba phambili.
"Yinini la utshela khona iqiniso ku partner wakho/nkosikazi mawuthole ingane kwishende.

Kwabesifazane umtshela nini/kanjan umnyeni ukuthi mhlawumbe lengane oyithwele akuyona eyakhe.

Asibe ndawonye ku What's app 062 315 1986
Download Umgungundlovu app on Google play store/ App gallery.

It's Tuesday, thank you for choosing Ekhaya 9-12 noBP on this Chooseday, Choose you, love, life& happiness"Abantu bazoth...
23/07/2024

It's Tuesday, thank you for choosing Ekhaya 9-12 noBP on this Chooseday, Choose you, love, life& happiness

"Abantu bazothini" lento isilimaze abantu abaningi, bathatha izinqumo ngokubheka nokwesaba ukuthi "Abantu bazothini" bangabheka ukuthi imizwa yabo ithini, nokuthi kuyinto elungele bona yini. Uthini umbono wakho ngalokhu Ngabe kuwumqondo olungile yini, kunabungozi buni ukuthatha izinqumo ngempilo yakho based ku"Abantu bazothini", Share your stories with us.

Whatsapp: 066 519 5794
Calls: 033 342 3970/033 342 2391
Stream live: thesoundofchoice.co.za

*  Breakfast Show*✨ :with Prince AkA Stanana 06:30 - 09:00    sichaza ukuthini lesi sagaInkonjane iwele enkundleniKuthiw...
23/07/2024

* Breakfast Show*✨ :with Prince AkA Stanana
06:30 - 09:00

sichaza ukuthini lesi saga

Inkonjane iwele enkundleni

Kuthiwani la

# Siphuza'itiye - kubangelwa yini ukuthi kuthina ndlu emnyama kubonakale njengehlazo ukuthi indoda ishadelwe owesifazane osenabantwana amabili noma ngaphezulu. Ajike abizwe ngamagama angemahle owesifazane

Kodwa akushiwo lutho Uma kuyindoda esinezingane eziyinqwaba kwabesifazane abehlukene kodwa kuthiwe uyisoka.

KHULUMA SIZWE

Guest alert!!!


Goodmorning!!!! Wake up and count your blessings.

Calls☎️:033 342 3970
WhatsApp📱:062 315 1986
Ungasthola futhi kwiApp

http://www.ourapp.is/umgungundlovufm
Kanye nakwiwebsite
https://thesoundofchoice.co.za/

Maritzburg In The Mood tonight @ 21h30 on Umgungundlovu 107.6 FM Community Radio Bonito Happymealo Abraham Khoza is our ...
22/07/2024

Maritzburg In The Mood tonight @ 21h30 on Umgungundlovu 107.6 FM Community Radio

Bonito Happymealo Abraham Khoza is our selector tonight on our feature Chesa Mpama

https://thesoundofchoice.co.za/

New Week, Same Energy still giving 100%🎉🎉 🐘  with DJ Fish & Nonjiva da Diva from 15h00 to 18h00...ONGAKULINDELA NAMHLANJ...
22/07/2024

New Week, Same Energy still giving 100%🎉🎉
🐘 with DJ Fish & Nonjiva da Diva from 15h00 to 18h00...

ONGAKULINDELA NAMHLANJE
•Topic:
Namhlanje mlaleli sikhuluma ngemithetho yaseskoleni sakho (school rules) eyayibekiwe usafunda obona ukuthi yayi nzima ukuyilandela, kwakwi yiphi? Uma ungumfundi usaseskoleni sitshele imuphi umthetho obekiwe eskoleni sakho obona engathi uyesinda? Isibonelo: ukungavumeleki ukugqoka isgqoko noma kubanda...Khuluma nathi

• Monday: iyiphi into ozisola ngayo eyenzeke ngempela sonto? Ngabe yisiphi isifundo osifundile?

Calls☎️:033 342 3970
WhatsApp📱:062 315 1986

Confession Monday 12h00 -15h00 Emini Stress free Monday sisonke on U107.6 fm impelasonto ikuphathe kanjan.Ngabe yini eku...
22/07/2024

Confession Monday 12h00 -15h00 Emini
Stress free Monday sisonke on U107.6 fm impelasonto ikuphathe kanjan.
Ngabe yini ekujabulisile/ekuphathe kabi kule weekend.
birthday kwabazalwayo.

Ezihamba phambili zikhona.
Kubanikazi bezimoto ezine insurance sibanika ama tip.

What's app number 0623151986

Okulindeleke kwisimo sezulu kuleli sonto.
22/07/2024

Okulindeleke kwisimo sezulu kuleli sonto.

Isintu Sami Monday | EKHAYA | 9-12 noBP |10:00 - Ulwazi lwezempilo (KeReady) 10:30 - 11:30 Sihlaziya amaPhupho uhlelo. U...
22/07/2024

Isintu Sami Monday | EKHAYA | 9-12 noBP |

10:00 - Ulwazi lwezempilo (KeReady)
10:30 - 11:30 Sihlaziya amaPhupho uhlelo. UMwelela kweliphesheya

Whatsapp: 0623151986
Calls: 033 342 3970/033 342 2391
Stream live: thesoundofchoice.co.za

Address

Pietermaritsburg

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Umgungundlovu 107.6 FM Community Radio posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Umgungundlovu 107.6 FM Community Radio:

Videos

Share

Category


Other Radio Stations in Pietermaritsburg

Show All