Sthabiso_The motivater_nkosi

Sthabiso_The motivater_nkosi This page it all about ancouraging and bringng hope to people... Motivation and ancouragement.

🙏
11/08/2020

🙏

22/02/2020

Asikho isidingo sokuba uzichaze kakhulu...

Bayeke bakholwe lokhu abakwaziyo ngawe...

Qhubeka nok'phanda Mzansi
✊❤

22/01/2020

Wayeshilo naseNcwadini encwele ukuthi...

"Letha kimi umthwalo wakho ngikuthwalele wona. "

Kulonyaka muntu kaThixo noma ngabe incane okanye inkulu kodwa ithathe uyinike uJehova inkinga yakho mbikele konke unguJehova ophilayo.

Amen Mzansi.

03/01/2020

Happy New year

Ongakwenzanga kulo ondlule akusho ukuthi uyisehluleki kuzokwenzeka...

Akukho okungafiki...

22/10/2019

Labantu besifazane enibathuka ngamabele abo nithi awile kanjani njan....

Lalelan nginitshele... Yiwo lamabele akhulisa iyngane ezibalekelwe ngoyise zisasesiswin lo wesfazane wakhetha ukuwelwa yibele lakhe wondla umtanakho kodwa namuhla senibathuka ngawo nihlulwa ukubonga....

Ngithi qina mbokodo....👌

16/08/2019

Kuthe sekufezwe konke ngosuku lweskhombisa wayesehlala ephumula... Wayesesho ethi yilona suku eniyongidumisa ngalo lolu...

Sonke isimo siyendlula yonke indlela inesphetho sonke isitshalo etshaliwe siyawuvunwa futhi ngakho ke akunasimo esibi esinzima esinganakundlula...

Amen Mzansi...

15/08/2019

Uyisqalo nesphetho... Akasoze anginika okungaphezulu kwamandla ami... Uhlale enecebo lokugxazulula inkinga... Akaphenduli ngendlela esifuna ngayo kodwa unikeza amacebo okuphila...

Kweyakhe iqaba ngiyakuphephela✊

Nyt people.

23/06/2019

Iynsuku zokukhaya siseza uma kusabusa ezobumnyama zinike ithuba lombuso kodwa wazi ukuthi ezokukhanya ziyeza...

Ngicela kuwo wonke umkhuleko weycelo zeybusiso ungalinge uthi Jehova ngiphe amandla noma iybusiso ukuze ngibakhombise uyobe uyazihlehlisa...

Ngoba uThixo akamphakamisi oziphakamisayo futhi akamkhulumeli ozikhulumela ngakho ke gada indlela ophendula ngayo noma ophindisela ngayo...

06/06/2019

Uma sekuzosa kuba mnyama Kakhulu...

Bayeke abakujikelayo bayeke abakushiyayo yazi lokhu...

Uma uJehova esefuna ukuzibonakalisa ususa laba othi uyabathemba ususa laba ongafuni lutho ngabo ngoba engafuni ukuthi bazincome ngawe uma usuphumele...

Nyt Mzansi.

06/04/2019

Zimbili iynsuku esphila ngaphansi kwazo...

1. Elokuhleka
2. Elokukhala

Kodwa yazi ukuthi okubi akuhlali unomphela akekho namunye odalelwe izinyembezi kulomhlaba...

Nezakho izinsuku zenjabulo zilotshiwe.

Morning Mzansi

18/02/2019

Ithi ngikwazise... Nami ngike ngakhala ngike ngazizwe ngiphila kwelinye izwe ngazibona ngilahliwe Yebo nokufa ngakufisa kuthe konke okubi sekungehlele ngalahla ithawula kwamina...

Ngoba yimi olahla ithawula ngami yimi ozibona engekho kubantu yimi ogula angasindi futhi engingendi... akuyena uMdali owazi ngingakabujwa nasesiswini sika mah ukuthi ngikhona... Uthe ngoba kimi ukulwa akusekho amandla aphelila kwathemba lelo alisabonwa Yena ukhona konke lokhu unako wathi uma ngideka itafula izitha zakho zingasekho sezilahle ithemba ngawe ngiyolideka phambi kobani wathi ngoba ofakazi awsenabo obani abazi ngokuhlupheka kwakho?

Ngakho ke muntu kamdali kuwe mina Ngizothi awuzilethile la emhlabeni ithuba yinto ezayo eyombuso ayjahi nayo ayijahwa akekho odalelwe unyembezi nosizi nenhlupheko lawo mathambo asengaphila lezozifiso zisengafezeka uma nje usaphila mtakababa konke kusengafezeka.

17/02/2019

Ngeyami impilo kwahlalwa kwahlelwa kanjalo neyakho ihlelelwe angihlali ubuke abahlekayo ngoba basheshe bahleka usekuzwile uMhleli.

Linda okudaliwe kuyakufezekiswa...

.

09/01/2019

Here's the story

The was this friend of mine wayehlala ehamba nami uma kuyophuzwa kuyiwa eyintombin akangishiyi Kuyoshaywa Abantu wayeqinisekisa ukuthi angisali nami vele ngangingasali.

Kwathi ngelinye ilanga bamthele kibo ukuthi kufuneka ama cv kwa Transnet wahlala wangangitshela waya yedwa wayka then bambiza for interview waqhashwa wabuya Kim ezosho ukuthi kufakwa ama cv kwaTransnet, ngavuka ekseni iymenenja neykhulu zekhampan zangithola ngimile egethini nesecurity langangkhoselisa phela lalikhiza that day bangibuza inkinga yam ngayibeka Bathi sivale last week ukufaka amaCv n nabantu sebakhona baqhashiwe sophinde sinazise nge contract... Zehla ngendlela sengibuyela ekhaya iynyembezi ngenhlahla lalina ngingabonakali

😥

Here is my point

Gada Abantu ozibandakanya nabo bheka izindlela zobubi enizihambayo zingabi ziningi kunezobuhle Ngizothi kumuntu onomngani wakho musa ukuzilahlela kuye zifundise ukungamthembi kweqe ngoba zikhona izilingo namuhla ngithi thatha nanti igama elibalulekile kimi

ngoba akubona ophila nabo abakufisela okuhle futhi abayowa bevuka nawe kusemhlabeni la ukuzenzela kuhamba phambili bese ukulekelelwa kuba yisbusiso...

I lv you my people...

NB : if you see this please share my page

04/01/2019

Onyakeni omusha...
Ake nje wenze okuhlukile ungumuntu
Ubenze bakhulume ondaba wena uthule impumelelo iyona ezokukhulumela
Akenje uzazi ukuthi ufunan kayi 1 benze bazibuze...

Phela khumbula awzanga namuntu nawe uneynhloso zakho nawe unenjabulo yakho nawe khona owazalwa ukufumbethe nawe kuneyfiso ezidinga ukuvezwa nguwe... Yenza okuhlukile.

Musa ukuhlala uzibuza ukuthi abant bazothini "umthwalo usinda owuthwele"
Musa ukujabulisa abangani abangeke balahlekelwe yilutho bona "phela iyakhela ngamaqubu enye"
Ake wenze okuhlukile

Sengiphetha akubona bonke abakfisela okuhle ngisho nabo mndeni imbala umona awuthengiswa ndawo ngakho ke akewenze okuhlukile kulonyaka....

# Happy New Year Mzansi
@gmail.com

04/10/2018

Emkhulu uThixo uzowavula amathuba uzowaqhaqha amafindo afasiwe...

Usuku oluhle Mzansi...

07/09/2018

Usuku nosuku malube nenzuzo...

Hallow Mzansi

17/08/2018

Work like a slave and live like aking

Morning Good people

10/07/2018

He did it again. .. I'm awake.

Thank you Lord

Beka ithemba lakho kuye nika yena imthwalo yakho yena uzokthwalela...

Morning SA.

29/06/2018

No one can do it....

Just do it for yourself

23/06/2018

Bayeke baku reject... wena nje khumbula ukuthi uTamati olahliwe uthela ukundlula lo otshaliwe.

12/01/2018

Bayeke bakshiye nabangani bakujikele nomhlaba ukushaye uzibone uwedwa uzizwe ungeylutho ufikelwe ukuphosa uthawula izinyembezi zizehlele zomele eyhlathini. ...

Kuyilapho oyobona khona imisebenzi nobukhulu bukaJehova ukuhlehla kwabo ukusondela kukaThixo ngoba akafuni abantu bazishaye isfuba ngeMpumelelo yakho....


20/11/2017

UMdali wabahambisa ngendleĺa abayhamba iminyaka ewu-40 ibe ikhona indlela ababengayhamba izinsuku e-4. ...

Ngifuna ukuthi wazi ukuthi indlela aphumelelise ngayo umakhelwane wakho akuyona wena le oyophumelela ngayo. ..

19/10/2017

Nansi imfihlo. ..

Uma ungenazo izitha kusho ukuthi impilo yakho imile...

Uma ungenazo iynkinga nguwe inkinga ngoba inkinga iysibusiso...


04/10/2017

Lakupheĺa khona amandla endoda kula okuqala khona akaJehova...

03/08/2017

Vuka uphushe. ..

06/06/2017

Kwenze konke kodwa ungakhohlwa yimvelaph yakho.

Basaphiĺa abantu?

23/02/2017

Kunzima kodwa iba nolwazi lokuthi kuzondlula. ...

Asikho iskhathi esingafiki eypilweni zethu, kuhlalwa ethembeni kulindwe ngoba zonke izinto ezinhle zithatha iskhathi.

Perceviarance is mother of success.

12/01/2017

La kuphela khona amandla omuntu kulapho kuqala khona aka JEHOVA...

Keep praying, anything to him it possible.

good people.

08/10/2016

Kulabantu othi uma ucela usizo kubo bathi "NO" ngaphatheki kabi

ngoba lokho kuzoksiza ekutheni UZENZELE WENA...

23/08/2016

Khohlwa ngokwendlule, yikona okuzokwenza wenz amaphutha nase mpumelelwe yakh...

Kunalokho funda kosekundlulile, langazelela ukuze uzuze, khombisa nangezenzo uma ufuna impumelelo, funa usizo kwabaphumelel.

20/07/2016

Okwenzekile kuyake kufane nokudaliwe...

You can born poor and you can also die poor...

So qaphela ukuthi wenzani? Nin? Nobani?

"Born poor isn't your fault but Die poor it is your fault"

10/05/2016

Uthi omunye umholi"we too much waste time looking for what we have instead of looking what we don't have..."

Address

Piet Retief

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Sthabiso_The motivater_nkosi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Sthabiso_The motivater_nkosi:

Share

Category


Other Radio Stations in Piet Retief

Show All

You may also like