Nkandla FM 102.1

Nkandla FM 102.1 Nkandla FM is a Community Radio located @ Nkandla Indoor Sports Centre, next to Umfolozi TVET (Nkandla Campus). A Community Radio is a non-profit
(11)

The Radio Station operates under 4 core principles : Information, Education, Empowerment and Entertainment. www.nkandlafm.org.za

13/08/2024

Alokhu engene njalo amazwi enduduzo kulandela ukudlula emhlabeni komsunguli wama Crown Gospel Awards u Zanele Mbokazi-Nkambule. Omunye wabasunguli be Sebenza Women's Awards uKini Shandu uthi bagqemeke engeqiwa ntwala.

13/08/2024
06/07/2024
11/05/2024

Olahlekelwe ukhiye wemoto ...TOYOTA izolo export Centre Nkandla avele utholakele.

Kubalulekile ke lokhu
05/05/2024

Kubalulekile ke lokhu

03/05/2024

KCDM WELLNESS DAY (IYAWINA INKANDLA)

Selutholakele usana obeluthunjwe ngowesifazane olugadayo. Okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal uConst Thenjiswa Ngcobo ut...
02/05/2024

Selutholakele usana obeluthunjwe ngowesifazane olugadayo.

Okhulumela amaphoyisa KwaZulu-Natal uConst Thenjiswa Ngcobo uthe ukhona owesifazane oseboshiwe ngecala lokuthumba kanti uzovela maduze enkantolo.

SAPS Internship for unemployed graduates.The South African Police Service hereby invites unemployed graduates who confor...
29/04/2024

SAPS Internship for unemployed graduates.

The South African Police Service hereby invites unemployed graduates who conform to the requirements for a twelve (12) months Graduate Recruitment Scheme. The Graduate Recruitment Scheme is part of the National Human Resource Development Strategy and the National Skills Development Strategy.

Generic requirements:
*Be a South African citizen
*Must be in possession of National Senior Certificate or equivalent (NCV L4)
*Must have no previous criminal conviction(s) or case(s) pending
*Applicants must be unemployed, never employed in the field of the advertised post and never participated in an internship programme in the relevant field of the post
*Applicants must be residents of the Province where the post is advertised
*Applicants are restricted to applying for only three (3) posts and complete a separate application form for each post reference number.

Intern categories with minimum requirements:
- Graduate Intern: Tertiary Qualification is required
- Student Intern: Practical experience required by the Tertiary Institution in order for learners to finalise their qualification (letter from the Institution not older than two (2) years' must be attached).

Only the official application form for the Graduate Recruitment Scheme programme will be accepted.

Link to application form: https://bit.ly/3JE0FTX.

Closing date: 17 May 2024.

To apply, follow this link: https://bit.ly/49WRWa4. Click on “Internship Programme” Tab.

16/03/2024

16/03/2024

I-R350 izonyuka

UNgqongqoshe wezemali u Enoch Godongwana umemezele ukuthi izokwenyuka ngo R20 imali yesibonelelo sabangasebenzi u R350.00 kusukela ngo April sebezohola R370.00

16/03/2024

Uphenduke uMprofetha uNgqongqoshe Sipho Hlomuka eqasha abantu eNkandla.

Ungqongqoshe uSipho Hlomuka uziqashele yena abazosebenza sekwakhiwa umgwaqo eNkandla.
UHlomuka ubebakhombe sakuphorofitha ngesikhathi eqasha ethendeni ebeligcwele phama!

"Wena ungubani? Sukuma ubhalise usuqashiwe"....Hlomuka,impela izinkumbi zihambe zithakasile abanye bemangele.

Umgwaqo Omkhulu u-P50-3 umgwaqo omude onqamula idolobha laseNkandla, indawo yaseXamukavinjelwa, ema crosini, ohlelo, kwaChwezi,Gosweni,Nkungumathe ngaphansi kukaMasipala waseNkandla, ongaphansi kukaMasipala wesiFunda iKing Cetshwayo. Lo mgwaqo uphinde ube umgwaqo ohlanganisa iNkandla neDolobha laseNquthu namanye amakhulu futhi uyingxenye yoxhaxha lwemigwaqo ebalulekile yesifundazwe yaseNingizimu Afrika.

Ubude bomgwaqo odinga ukulungiswa ngamakhilomitha angu-30 kanti izindleko zokwakha zilinganiselwa ku-R549 million.

14/03/2024

UMnyango wezokuThutha nokuphepha komphakathi KwaZulu-Natal umema abantu baseNkandla ukuba babeyongxenye yokeethulwa kokwakhiwa komgwaqo u P50/3 okuzokwenzelwa ezimpambanweni zongwaqo uP50 no P90
15 March 2024
11h00

Asisabalalise uthando ngoVodacom
12/02/2024

Asisabalalise uthando ngoVodacom


 Umsakazo iNkandla Fm ifisela bonke abafundi. ukuqala okuhle
17/01/2024



Umsakazo iNkandla Fm ifisela bonke abafundi. ukuqala okuhle

Sixwayisa umphakathi ngokushintsha kwesimo sezulu kulezindawo ezilandelayo:-Alfred Duma -Abaqulusi-Ladysmith -Big five h...
16/01/2024

Sixwayisa umphakathi ngokushintsha kwesimo sezulu kulezindawo ezilandelayo:

-Alfred Duma
-Abaqulusi
-Ladysmith
-Big five hlabisa
-Hluhluwe
-Endika
-Dannhouser
-Edumbe
-Emadlangeni
-Endumeni
-Jozini
-Msinga
-Mthonjaneni
-Mtubatuba
-Newcastle
-Nongoma
-Nquthu
-Ulundi
-Mhlabuyalingana
-uPhongolo
-Mhlathuze

14/01/2024

Mphakathi wakithi namaphethelo ngenxa yokushintshashintsha kwesimo sezulu sicela abazali bazame ukugwena izingane ukuthi zingayi ukuyobhukuda emufuleni nasezizibeni ngoba izimvula zihlupha kulezinsuku

syabonga

05/01/2024

UMeya waseNkandla uCllr Mbhekiseni"Bhejane" Biyela ngesikhathi kuqhubeka umcimbi we Nkandla picnic uveze ukuthi ziningi izinhlelo ezibekelwe abantu baseNkandla kulonyaka.

UMeya uthe ngenxa yesilinganiso semali bazimisele ukwenza okusemandleni wathi uyakuqonda ukuthi kunzima ukwenelisa bonke abantu ngesikhathi esisodwa.

Eqhuba wathi,okuseqhulwini njengoba kuqala unyaka,ukusiza abantu abasha nabafuna ukuqala amabhizinisi,ukusiza abafuna ukuyofunda emanyuvesi ngemali yokubhalisa,ube esethi okuphuthumayo okuzokwenziwa ukulungiswa komgwaqo ngase sibhedlela.

Uphinde wafisela abantu baseNkandla unyaka omusha omuhle nonezibusiso.

05/01/2024

Velangaye SEC

Address

Nkandla Indoor Sports Centre
Nkandla
3855

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Nkandla FM 102.1 posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Nkandla FM 102.1:

Videos

Share

Category