BlaqBen Media and Entertainment

BlaqBen Media and Entertainment WE DO ALL IN MEDIA
(1)

05/11/2023

Some people will never clap for you just because it’s you. Boss up anyway

05/11/2023

Your brand is not going to build itself unless you promote!

06/04/2023

Ungayeki ukwenza okuhle, kukhona umuntu okubukayo ompilo yakhe izoshintsha ngenxa yokuhamba kwakho!! Be the reason for someone to change this week!

06/04/2023

Akusikho konke okudinga ubuze abantu uma izinto zibheda, kodwa okunye kudinga ube nendawo osithela kuyo ube nokuthula!! Find your secrete place!

06/04/2023

You are not “behind” in life. Your journey is just different.

06/04/2023

Never deprive somebody of HOPE, it might be all they

21/03/2023

You can’t change your life without changing your daily routine!

Ukungenela ama Awards kulula sikumukeza ama tickets awu 10 usudayisele wona kubalendeli bakho bese uvotelwa ekhasini let...
11/02/2023

Ukungenela ama Awards kulula sikumukeza ama tickets awu 10 usudayisele wona kubalendeli bakho bese uvotelwa ekhasini lethu lika Facebook (Dukuduku Youth Awards) kubona wonke umuntu asifisi kube khona into ethi senzelele kulabo abawinile uthola Award and R3000. Mhlaka 20 FEB kuyaqala ukuvota. Simukela abasheshe bangenela kuphela 🙏

20/01/2023

Dukuduku Youth Awards

Azoba khona kulonyaka siyabuya ne Date ❤

27/02/2022

Know what you want, why you want it, how to achieve it, then apply SPEED ❗

14/10/2021

Another summer ✨ another killer

24/06/2021

MISS AND MR DUKUDUKU 2021

LOADING...

*IEC JOB APPLICATIONS 2021 LOCAL GOVERNMENT ELECTIONS* Dear Residents As you may be aware that the Local Government Elec...
21/05/2021

*IEC JOB APPLICATIONS 2021 LOCAL GOVERNMENT ELECTIONS*

Dear Residents

As you may be aware that the Local Government Elections will take place in October 2021 as announced by the President. This serve as an invitation to all interested individuals who want to work for the IEC during the election period to please APPLY ONLINE for available positions.

1. *What does it mean for everyone?*
- Recruitment has began at IEC. However applications can only be done on the IEC WEBSITE. (e-recruitment system)

2 *When can you apply?*
Positions are NOW available and closing on the 25 May 2021
Applications will be received through the e-recruitment system. .
*NO WALK-INS application will be done in the office.*

3. *What documents are required to apply on system?*
* Cv, ID copy,
* certificates (if any).
* Proof of bank account, SARS letter for tax number. (Not to be uploaded).

4. You need to create a profile on the e- Recruitment system in order to be able to apply for any position. Please use the link below: https://www.elections.org.za/pw/About-Us/BrowseJobs

Communication will only be to successful candidates.

Thank you.

If you do not have a registered profile, you will not be able to apply for any advertised position. Click on Register button.

23/04/2021

UKUWE WEEKEND ENHLE KINI NONKE BANTU BENKOSI🙏

When voting please do not forget to include VOTE too or it won't count, should be exactly 'VOTE BMK19'
22/04/2021

When voting please do not forget to include VOTE too or it won't count, should be exactly 'VOTE BMK19'

17/04/2021

Please like and share our page

Blaqben Online Radio

14/04/2021

PLEASE SUPPORT OUR PAGE

Blaqben Online Radio

08/04/2021

Blaqben Online Radio

01/04/2021

UNKULUNKULU UYAKUTHANDA🕯️🤞

27/03/2021

🥂📈6K FOLLOWERS

THANK YOU FRIENDS ❤️🙏

27/03/2021

PHUSHA GAZI LAM UZOPHUMELELA❗

25/03/2021

Be Mature Enough, To Know That You're Not Always Right.

25/03/2021

EVERYBODY "GROWN" UNTIL IT'S TIME TO COMMUNICATE, APOLOGIZE OR TELL A TRUTH.

13/03/2021

UWILE UMUTHI OMKHULU,AKASEKHO EMHLABENI MENZI NGUBANE OBEZIWA NGELIKA NGWENYA KWISBAYA 💔😭

LALA NGOXOLO MBOMVU🙏

12/03/2021

SEKUKHOTHEME ISILO 😭

🔥
19/01/2021

🔥

Following ubufakazi obethulwe owayengu CEO wakwaEskom, uBrian Molefe, there has been mixed reactions to this with some saying unamanga aluhlaza and other saying lezinto azishoyo ziyiqiniso.

Constitutional Expert Mpumelelo Mahlase Zikalala and Political Analyst Professor Bheki Mngomezulu join us ukuzodingisa lokhu.

⏰18h00
📞0861596596
📱0789342827 (WhatsApp vns)

Udaba ngokubiswa Kuka Tshatha okhozini
19/01/2021

Udaba ngokubiswa Kuka Tshatha okhozini

OWOMTHETHO UBONA UBUDEDENGU KUTSHATHA
UDABA NGU: JOHN HLONGWA

USENGCUPHENI yokuxoshwa umsakazi woKhozi FM, uKhathide "Tshatha" Ngobe uma engatholakala enecala ngezinsolo eziholele ekumisweni kwakhe emsebenzini zokudicilela phansi isithunzi salo msakazo ngokudalula izimfihlo zawo ezinkundleni zokuxhumana.
Lona ngumbono kaMnu Cyril Zondi wenkampani yabameli iCS Zondi and Association inc, othe uma uTshatha engatholakala ephule umthetho angazithola esebhekana necala elingagcina limxoshisa.

"Phela phakathi kwesisebenzi nomqashi kuba nezivumelwano ezithile. Kuyenzeka phakathi kwazo kube khona ezithinta ukuthi izimfihlo zenkampani kazidalulelwa umphakathi. Uma wena njengesisebenzi ukwenza lokho usuke ususephulile isivumelwano.
Into ezokwenzeka njengamanje wukumumisa (njengoba benzile) bese bephenya.

"Uma bethola ephule umthetho bazobe sebembizela esigcawini sokumqondisa izigwegwe lapho izinhlangothi zombili zizofike zenze izethulo bese kungena icala. Uma bemthola enecala sebengaxoxisana mhlawumbe ngasese kuze kube izinhlangothi zombili kuba khona ezivumelana ngakho. Icala angase abhekane nalo libi, kusho uMnu Zondi.
Ephawula ngabaculi abathintekayo uthe: "UShwi noMtekhala bangakwazi ukufaka icala lamademeshe ngoba ingoma ehlukanise unyaka umculi wayo uba nethuba eliningi lokuthola ukuqashwa okuningi, okungenzekanga kubona."

Kuthiwa isisusa salolu daba kube nguKhuzani "iNdlamlenze" Mpungose onameke uhlu ekhasini lakhe lwezingoma ezahlukanisa unyaka oKhozini FM kusukela ngo-1998 kuze kube yinyakenye lapho unyaka uhlukaniswe nguyena ngengoma yakhe ethi, "Ijele".
Kuthiwa uTshatha ungene lapho waqondisa umlando ngendlela yakhe, wathi: "Okusempeleni ngo-2005 kwaba nguShwi noMtekhala abadla ubhedu ngalowo nyaka. Kwakuyimi noLinda Sibiya esasisakaza ngalelo langa. Kwaba nesizathu esaholela ekutheni kube yiMalaika eyahlukanisa unyaka ngengoma ethi, '2bhobho' oShwi bagcine bephume isibili.
"Ingoma kaShwi noMtekhala ethi, 'Ngafa' yayidume kakhulu ngisho eSwatini saze sayidlala kabili ngenxa yokuthi abantu abaningi babebheke yona kodwa yagcina ingawuhlukanisanga unyaka ngoba kwakungathenjwa ukuthi umasikandi
ungahlukanisa unyaka.

"Abaphathi bangaleso sikhathi bagcina bethathe isinqumo sokuthi kube yiMalaika kwaba wukukhalwa kwamabhinca ngaphansi (esho ezibala naye). Uzokhumbula ukuthi kwenzeka konke lokhu nje lwalungakaqali uhlelo lokuvota," esho.
UMnu Bongani Manyathi okhulumela iqembu likaShwi noMtekhala, uthe kudala bawezwa la mahlebezi.

"Ababesitshela bathi izikhulu zeSABC zazingenalo ithemba lokuthi umasikandi ungakwazi ukwehlukanisa unyaka. Sakwamukela lokho kodwa iminjunju ibuye ngo-2016 ngesikhatho uMroza Fakude esehlukanisa unyaka ngengoma ethi, 'Van Damme'. Lokho kwenza saba nombuzo wokuthi yena ulithole kanjani ithuba?
"Sifisa ukuxolisela uTshatha kubaphathi boKhozi ngesenzo sakhe. Naye ubethi uzama ukudlulisa umlando kamasikandi kanti uxamu usugeja umgodi. Sithi yobe, ubethi uzama ukuqondisa umlando kamasikandi," kusho uMnu Manyathi.

Imizamo yokuthola iMalaika kayiphumelelanga ngoba ucingo belukhala lungabanjwa, nomlayezo othunyeliwe kawuphendulwanga. Osabambe kwesokukhulumela iSABC uMmoni Seapolelo, utshele leli phephandaba ukuthi impela uTshatha usasusiwe emoyeni kuze kuphele uphenyo lwangaphakathi.
Sekungokwesibili esikhathini esifishane lomsakazi emiselwa indaba yezinkundla zokuxhumana njengoba esanda kusolwa ngokuthuka umlaleli.

19/01/2021

ILALELE

18/01/2021

Nigeria 🇳🇬 Was Amazing Off To The Next One Jerusalema Movie

18/01/2021

🔥

Address

Mtubatuba

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when BlaqBen Media and Entertainment posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to BlaqBen Media and Entertainment:

Share

Nearby media companies


Other Media/News Companies in Mtubatuba

Show All