10/04/2023
IFunde uze uyiqede le
Ake ukwelule ukucabanga kwakho ungakbekeli mkhawulo🤞
LALELA-KE
Kuleyo Mfudumalo osenayo khanda umnotho wakho.,kungaba usenabazali abaphilayo ukuth bayathandana noma cha kbeke eceleni,kungaba usenoGogo okugadile,kungaba useno Aunt okugadile,kungaba usenoSisi or Bhut (oMdala) okbhekelelayo,LALELA KHANDA INTO ETHI WENA ISIMO SISAKVUNA.
*Zijwayeze lento yokuthi mawuhlangana nobunzima ukungaxoxi kepha uzame kwixazulula uwedwa,zikhuthaze,zithembe,lento yokuhlezi ushayiseka bese uyobika ndawana thizeni ivilaphisa umqomdo,ibeka imizwa yakho engozini yokuthi ksasa uma ingasabikhona lendawo obubika kuyo bese ukubona nokuphila kukwehlula,ngenxa yehaba leMizwa elizobe seliphezulu ngayo.
*HLUKANA NOKUCHAZWA WUKUTHI KUNANI KINI NOMA ABAZALI BAKHO BANANI NGOBA KSASA UZOBA WUBHEKIFA (Njengengane echazwa wukuth uMzali e.g uWuThishomkhulu,bese ibanethemba lokuthi iyoceba mhla kudlula uMzali emhlabeni🤨) IMALI YEFA Ayinazibusiso izibusiso zisezithukuthukwini zakho,hhikho uyofica leyoNgane iyibhubhudla iyiqede imali ingakhandanga ngisho Oksa Business maqede ihlupheke ngathi iloyiwe,kwesinye iskhath noma iliqalile lelo Business igcine isildayisile kwalona 💔.
Nawe oTohozayo mawuhlulwa ukbeka imali,yiba neNtwanyana ekfakela imali eceleni futhi kwaleyo mali eba yinzuzo ungayidli itshale eBange elinenzuzo eningi noma uyitshale kuMasngcwabisane owethembekile,Ungabi nezindleko ezingaphezu kweMali oyiholayo,iyeke lento yokuba wuNomusa wonke umuntu ovalekile imali uyaythola kuwe,ngoba ksasa mabengasaykhokhi uzohamba ugcwala o depression la abangenasdingo.
HLAKANIPHA,KHOLELWA KUWE,LAPHO OBHANJWE KHONA NJENGAMANJE HLALA WAZI UKUTHI UMUNTU OZOKHULULA WENA NGUWE FUTHI.