USIKO UBUNTU
ISINTU
USIKO


AZIBUYE EMASISWENI
(1)

07/12/2023

NKULUNKULU wokhokho nobabamkhulu bethu, wena owavela kuqala wabona Ilanga, wabona nokukhanya.....

Khumbula thina ma Afrika , khumbula thina sizukulwane sika -Ntu esephiwa ubuntu . ..
Sikhanyisele kwesikufisayo, wembule inkungu yobumnyama esizweni sabantu....

NGALESI SIBANI NGITHI MAKUKHANYE
05/12/2023

NGALESI SIBANI NGITHI MAKUKHANYE

20/11/2023

Nhloso NKOSI construction

03/11/2023

🇿🇦
NHLOSONKOSI HOLDINGS Pty Ltd

01/11/2023

NALI IQINISO

"UKUZONDWA NGAKWAMUKELA ESIBELETHWENI KUMAMA ONGIZALAYO,
ABANYE BEFISA NGATH ENGACHITHEKELWA ISISU
ABANYE BEFISA BETHI NGIYOFA ENDLELENI, UMAMA ESAYOBELETHA"

NGIYAYESABA INZONDO
OLUNYE USUKU UKUVUKA KUNGUMUSA.

Credit to ABOMAMA

31/10/2023

Ngiyakhuleka ma Afrika
Ngyakhuleka sizwe Sika Ntu, esaphiwa ubuntu sase sibizwa ngokuthi Singa (Bantu)

Lezi zangoma esezigcwele umhlaba wonke ngabe kuyikho noma kukhona lasingahambisi kahle uSIKO?

1. KUNGABE SILANDELA UDUMO?

2. KUNGABE SONKE KUFANELE SIBE IZANGOMA NOMA KUFANELE SILUNGILE OKOMSAMO KUPHELA?

3. KUNGABE ABELAPHI BENDABUKO BAJAHE UMCEBO NGAPHANDLE KOKULANDELA USIKO?

4. SINGAQEDWA NGANI LESI SIHLAVA? NGOBA SIYISIZUKULWANE SEZANGOMA MANJE.............

Siyisika amahawu Zulu

USIKO

ingashintsha

26/10/2023

Amandla okunqoba alele phezukwakho
Ukuvaleka kwezinto akusho ukuphela kwendlela oyihambayo.

Ubumnyama obufika makuthambama ilanga buyashabalala ngokusa okulandelayo.
Indlela eya kwampumelo ayikho lula kakhulukazi uma ubhukula ngokwakho.

14/08/2023

To every follower kuleli page
Ngicela utshele umngani, isihlobo, noma uban omthandayo asondele eduze. Kune NKUNZI YEQINISO enginalo for Indlu Emnyama.....

02/08/2023

COPIED
Eyenu le majita✌🏼❤️

Niyazi ukuthi kungekudala,konke emakhaya/emzini yenu kuzobe sekubheke nina ngqo?👀❤️🤟🏼 Anifunde izinto ngoba abantu abadala abanolwazi baya ngokuya bayaphela impela.⚰️😓🤞🏼

S**a kwi Polo,yeka iCamp chair ne Hubbly usumdala ndoda😃👏🏼Kuyahlinzwa funda ukuhlahla inhloko,funda ukuhlukanisa leyonyama,funda ukuyiphaka ngezithebe zayo🤟🏼❤️Ngena nobaba emsamo ngelinye ilanga uzwe ukuthi kukhulunywa kanjani emsamo🤟🏼❤️Buza ngomlando wakini kanye nangezindlu zakhona.👀❤️👏🏼

Uboke uhambe nje nabayokhonga,noma ungafike uthule ungasho lutho but trust me kukhona ozokufunda❤️✌🏼Zazi ngamagama lezonkomo,kuthi noma bezibiza ngemali uzazi ngamagama akhona🤟🏼❤️One day bayoma abantu babuke wena emehlweni usuna 50 years old,sekuwuwena omdala only to find out awazi nokuthi umuntu oshonile ubhekiswaphi ekhaya,awazi nokuthi ingane ibikwa kanjani emadlozini😓🤦🏼‍♀️Awazi ngisho izithakazelo zakini😓😏Wazi ukudlala isnukha nje nokukhanda iHubbly,konke notshwala namantombazane.🙄😓😃

Ngiyanidodisa Manje😃❤️👏🏼

09/07/2023

Africa

Address

R 401
Groutville
4450

Opening Hours

Monday 07:30 - 17:00
Tuesday 07:30 - 17:00
Wednesday 07:30 - 17:00
Thursday 08:00 - 17:00
Friday 08:00 - 15:00
Saturday 09:00 - 13:00

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when USIKO posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to USIKO:

Share