Shombela Imbongi SA

Shombela Imbongi SA Professional Poet|| Bookings +27(0)711056240|| +27 (0)762542148 Professional Poet And A Voice Over Artist
[email protected]

08/03/2022

Shombela Imbongi SA

25/12/2021

Ukhisimuzi mawube muhle kunina nonke bangani bami, unkulunkulu anigcine bese ningakhohlwa ukujabula nizigade.
✨👏🏽

14/11/2021

Uma ukungabikhona noma ukungakuboni kwakho kungabakhathazi kushuthi ubukhona bakho bebengabuboni.
Abanye sibenzela konke kodwa ezinhlizweni zabo asiyilutho
Abanye asibenzeli lutho kodwa ezinhlizweni zabo siyikho konke.

03/11/2021

Ungapheli amandla qhawe elinamandla, kusazolunga.

16/10/2021

Unkulunkulu anibusise nonke bangani bami. Abafuna imisebenzi bayithole, abazama impilo baphumelele kukho-konke abakwenzayo. ❤❤❤

Asiqhubekeni silalele ingoma emnandi. Asingene kule link engezansi https://youtu.be/7rozc_ByU2E
15/10/2021

Asiqhubekeni silalele ingoma emnandi. Asingene kule link engezansi https://youtu.be/7rozc_ByU2E

Provided to YouTube by Amuseio ABKhumbula · Shombela Imbongi · MbuzeniKhumbula℗ Shombela ImbongiReleased on: 2021-10-13Composer: Shombela ImbongiComposer: Mb...

Mbuzeni Mkhize Feat. Shombela IMBONGI - KhumbulaIs out now https://youtu.be/7rozc_ByU2E
13/10/2021

Mbuzeni Mkhize Feat. Shombela IMBONGI - Khumbula
Is out now https://youtu.be/7rozc_ByU2E

Provided to YouTube by Amuseio ABKhumbula · Shombela Imbongi · MbuzeniKhumbula℗ Shombela ImbongiReleased on: 2021-10-13Composer: Shombela ImbongiComposer: Mb...

25/09/2021

Inkondlo yami okhozoni 💥💥

On TV
24/09/2021

On TV

24/09/2021

Namhlanje ngicela uvulele umabonakude wakho 261 (Ugubhu lwami) uShombela uzovela khona.
Ngo 18:00 ucuphe eduze kweTV yakho sezikhala kakhulu-ke manje!

17/09/2021

Sanibona bafowethu niyaphila kodwa?

22/07/2021
Sanibona Sizwe sika Phunga noMageba ngiyabingelela egameni lika Shombela Inkosi-Yezimbongi. Ngicela ukun**isa ngiphinde ...
21/07/2021

Sanibona Sizwe sika Phunga noMageba ngiyabingelela egameni lika Shombela Inkosi-Yezimbongi. Ngicela ukun**isa ngiphinde ngininxuse ukuthi nihlale kanye nathi kusasa sizobe si-Live kulona lelikhasi sininxenxa sithi asivoteni ngamandla kulama awards engiqokwe kuwo. Kulula nje bafwethu uSMSsa: MBA Shombela Imbongi Best Poet
Bese uyithumele Ku 45633 I SMS Ibiza u R1.50 vota noma kangaki.

Bafowethu sengivele ngaqokwa kuma Awards, I Mlwazet Bavundulule Awards (MBA) emunxeni we Best Poet. Ngisacela sibagqimuz...
20/07/2021

Bafowethu sengivele ngaqokwa kuma Awards, I Mlwazet Bavundulule Awards (MBA) emunxeni we Best Poet. Ngisacela sibagqimuze sibuye nayo lendondo bafwethu ngiyidinga ibuyile zikhokho zami.
Kulula SMSsa: MBA Shombela Imbongi Best Poet
To: 45633
Ngizobonga kakhulu ngicela ovotile athumele I screenshot 🙏🏽🧎🏾‍♂️♥️😊

18/07/2021

Tom & Jerry - Shombela Imbongi
Please Like, Comment and Share ❤✅

Uma kukhona engibonile ngicela besho ngixolise! Sengisinde kukubi ngigijinyiswa omunye umbhemu khona la endaweni ngabo 2...
26/06/2021

Uma kukhona engibonile ngicela besho ngixolise! Sengisinde kukubi ngigijinyiswa omunye umbhemu khona la endaweni ngabo 20:45 okubi nje angazi ngibangiswa ini ngempela ngoba angisiye umuntu wodlame! Uvele wangibiza ngestabane then ngibe sengiphenduka ngimqalaza ukuthi ukhuluma nami yini? Well kwaba wukuqalaza sengiyajahwa ngommese, kwamagwinya ebengiphuma kowathenga estolo asale khona enkundleni okubi ukuthi lesisigameko sesenzeka okwesibili. Kodwa kulungile uma ngizondelwa ukuzama nokulwa nempumelelo kwami.

14/06/2021

Kunemigodi esezinhliizweni zenu enihlulekayo ukuyivala ngoba nifuna ivalwe Abanye abantu. Lalela into ezokulimaza Kakhulu ukuthi ulindele umkhovu wakomunye umuzi ukuthi udlale kahle egroundini lakini ube ukhona wena ungakwenza lokho, enye yezinto esidelelise ngabantu kuma-relationship ukuthi sifune benze kahle kakhulu ezimpilweni zethu okudlula thina banikazi bazo.

08/06/2021

Kwesinye Isikhathi izinto ezisibambile akusizo ezishiwo abantu kithi kodwa ilezi ezishiwo yithi kithi, kunabantu abangayi phambili empilweni ngenxa yokubanjwa amazwi akhulunywa yibo kubo.

Izinto ezinhle akekho umuntu ezingamfaneli noma ngabe imumva lakhe belingelihle, musa ukuvumela imumva lakho likubambe ukuthi uthole izinto ezinhle kwinamhlanje lakho.

Isitatimende Esiqondile Ngiyanibingelela bafowethu nodadewethu, kunezindaba ezisabalalayo ezinkundleni zokwexhumana zith...
31/05/2021

Isitatimende Esiqondile

Ngiyanibingelela bafowethu nodadewethu, kunezindaba ezisabalalayo ezinkundleni zokwexhumana zithi mina (Shombela) angisekho emhlabeni. Cha bafowethu lezondaba kazilona iqiniso mina ngiyaphila futhi angiguli ndawo. Khona ngike ngangaphatheka kahle ezinsukwini ezimbili bekungumkhuhlane omncane nosudlulile manje. Ningakhathazeki bafowethu konke lokhu kuyizinkomba zokuthi ngisazophila kade anginalutho.

Ngiyabonga.
[Shombela Management]

24/05/2021

Unkulunkulu anibusise.

Ngicela ukuxolisa kunina nonke ebenizoya kulomcimbi niyobona uShombela. Ngeshwa angeke ngisakwazi ukuphumelela ngenxa yo...
15/05/2021

Ngicela ukuxolisa kunina nonke ebenizoya kulomcimbi niyobona uShombela. Ngeshwa angeke ngisakwazi ukuphumelela ngenxa yokungakhokheleki.
Ngiyaxolisa.

Ngiyabingelela mndeni wakwethu ngiyethemba niluqhuba kahle Usuku. Ngiphethe Izindaba ezimnandi! Sengivele ngaqashwa emci...
13/05/2021

Ngiyabingelela mndeni wakwethu ngiyethemba niluqhuba kahle Usuku. Ngiphethe Izindaba ezimnandi! Sengivele ngaqashwa emcimbini ozoba SeKranskop (KwaVukaphansi) Enkundleni yezemidlalo ngakhoke ngazisa bonke abangakhona ukufika bezongeseka ngicela befike ngaphandle kwenu angiyilutho ngiyanithanda bafowethu 😭😭❤❤❤❤

Bangani Bami ngiyanibingelela nonke ngiyethemba ukuthi niyaphila. Bafowethu ngiphethe izindaba ezimnandi lana sengivele ...
13/05/2021

Bangani Bami ngiyanibingelela nonke ngiyethemba ukuthi niyaphila. Bafowethu ngiphethe izindaba ezimnandi lana sengivele nganyelwa yinyoni esandleni sengiwumsakazi nomfundi wezindaba emsakazweni Ukukhanya Kwezwe FM ngisacela ningibongise bangani bami ngoba konke lokhu kwenzeka nje yingenxa yokungeseka kwenu. Unkulunkulu anibusise ngizonifakela Igama lohlelo engilushayelayo nesikhathi engingena ngaso.
Umsakazo ungawulalela noma ngabe ukuphi ngena kule link: ukukhanyakwezwefm.radio12345.com uthokozele izinhlelo nezindaba eziseqhulwini.

Shombela Management.

Contact No. 0733992401

08/05/2021

Izibongo ZeNkosi uMisuzulu KaZwelithini Zulu |
Please Like, Comment & Share ❤👑

Ngiyanibingelela Nganezakwethu, njengoba n**i ukuthi uShombela indoda ehlezi idla amathambo engqondo efisa ukunijabulisa...
30/04/2021

Ngiyanibingelela Nganezakwethu, njengoba n**i ukuthi uShombela indoda ehlezi idla amathambo engqondo efisa ukunijabulisa ngasosonke Isikhathi, ngin**isa izindaba ezinhle zokuthi uma konke kuhambe kahle ngizonipha ingoma entsha engizobe ngihamba nesilomo somculi kaMaskandi engicela ukuligodla igama laso okwamanje. Ngiyacela nje niqhubeke ningeseke nginithanda nonke ❤

Address

Bell Street
Greytown
3250

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Shombela Imbongi SA posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Shombela Imbongi SA:

Videos

Share


Other Greytown media companies

Show All

You may also like