Inkondlo & Iziqephu 24HR by - SBU Mthethwa/mantengu

Inkondlo & Iziqephu 24HR by - SBU Mthethwa/mantengu Zithole unethezekile ulalele ubuciko bezimbongi ,uphinde uzithole ujabule ukhohlwe zinkinga onazo nge AMEN

PLS BANGANE SHARE THE PAGE ,UKUZE SIZOKWANDA SITHOKOZE NANGOKUXOXA.

04/01/2024

P1

UbuhLunGu benhliZiyo obuHamBa notHanDo πŸ’”

Kusemini Libalele izuLu unompiLo BahLeli phanSi kweshLahla beno vuSi okuystHanDwa Sakhe

StHanDwa Sami yazi nginenDaBa ezimnanDi amazwi ayephuma kunompiLo (khuluma sthanDwa Sami nawe uyazi ngyaytHanDeLa inDaBa nJeR)
StHanDwa Sami nGikHuLelwe (awuuu nGaZe nGaJaBuLa Ker Bbe senGzoba ubaba nompilo: yeBo usuzoba ubaBa stHanDwa Sami Waze wangthokoziSa( manJeR iGama lengane kzoba UbaNike babakhe)kusHo unompiLo emamatHeka (utHandolwethu mamakhe) (ayi okay baba klunGile wothi ngiyoqaLa amabhodwe aksihlwa) amazwi ka nompilo veLe kwasekuntambama (ayiiii aknankinGa love NaMi veLe ngsafuna ukuyobheka inkomo) bahLukaNa Bahamba ntambama sekudLiwa isidLo saksihlwa waphuma nGelkhulu ijubane u nompilo eyophalaza phandle uthe makaBuya (wenompilo weNa uzithwele ?) KusHo umawakHe ediniwe nompilo chaboo! maH yavele yadlula nJeR inDaBa kwalalwa kwaze kwaSa nGakSasa ekSeNi wafika Umana kanompiLo wafike wambhunyeLa nGamanzi abanDayo

NompiLo!! NompiLo !! WeNa

NgqhuBeke? No p2

19/08/2021

EMBUKWINI ( PIRT 1)

Isingeniso

Kusendaweni yaseMtubatuba phansi esigcemeni saseNKOLOKOTHO , indawo enganakekile nje enedamu elingaqondakaliyo igamalalo kuthiwa IMBUKU enobudlelwane obungatheni neMFOLOZI , sithola .

Kusentathakusa lapho USIPHO enephupho angaliqondiyo eziphupha edanguza ehlane njengomuntu olahlekelwe inqondo azithuke ekwelimnyama ihlathi umethi uvusa ikhanda mamoshane iNgonyama phela Lena ,

Ethuke egxuma ezesuka nasembhedeni eyowela phansi ajuluke ubala ezwe kunomlilo kulendlu alele kuyona ngendlela okushisa ngayo aguqe athandaze ngoba ubemuntu okhule ngayo inkolo kusenogogo wakhe njengomuntu sewasala yedwa nje kwaMzimela

*********************

Kusekuseni eBukhosini Bakwa Mthethwa lapho kulungiselwa ukuBekwa kwenkosi UMthethwa eshone ngojuma ongaqondakalanga kulapho isheliye amakhosikazi amabili uMancanana onendodana eyodwa USbonakaliso No Mamsweli onendana USCELO

Kumuncu eBukhosini ngokuhamba kwenkosi bakhombana bebodwa egcekeni ngeminwe, acele umndeni Umalume wekhaya uMpikayihlehli owaziwayo lakhaya ukuthi akaphikiswa ,nebala bamlandele kungenwe endlini Yanga phezulu

Kuthi kusenjalo bengena nje endlini yangaphezulu kusuke iSphepho esinamamdla egcekeni ephume eseqhasha USkhuni somkhovi inyanga efike nomhlola wendaba njengoba ebaqoqela landlini UMpikayihlehli, akhuze kakhulu "ayiiiiiibooooo!! Ngonyama yezizwe sesizwile silethe wona uMlayezo " esho esukuma ebuyela endlini.

*****************

USipho elungiselela ukokhipha izinkomo kwazise uyena osebheke lemfuyo njengoba ugogo wakhe wamshiya nazo wathi kuye usuzophuma umphefumulo "Mzukulu iskhathi Kimi sesifikile Ngicela uxolele kunezinto obekumele ngabe ngakwazisa zona kodwa ungathuki kunezinto esazokwenzakala empilweni yakho ezobe zikukhomba imvelaphi yakho ukuthi u...z...a..l..w..a..p..hii " kwase kuwukuphuma komphefumulo,

Azikhiphe USIPHO izinkomo ayozishiya edlelweni beselungiselela ukuya efihlweni kwenkosi yangakubo naye njengesikhonzi.

(Nixolele ebhaleni bt sazobamnandi)

To be continue...

13/08/2021
19/05/2021

Zithole unethezekile ulalele ubuciko bezimbongi ,uphinde uzithole ujabule ukhohlwe zinkinga onazo nge

Address

Enkolokotho
Empangeni

Telephone

+27720707208

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Inkondlo & Iziqephu 24HR by - SBU Mthethwa/mantengu posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Inkondlo & Iziqephu 24HR by - SBU Mthethwa/mantengu:

Videos

Share

Category



You may also like