23/06/2024
Kuthi mangithi,,,if inkinga yakho kungukuthi uzizwa uthokoziswa ukugcina nokucabanga ubuhlungu bezolo,(Amagqhubu),,,ithi into🤔🤔🤔.Uchitha isikhathi sakho ngento engenasidingo okwangempela.
Mhlampe lento isiyisa kulento okuthiwa wuxolo esehlulayo nesiyibukela phansi,kanti inemfihlakalo yokukhululeka kwezinhliziyo zethu🤔.
Bambisisa lombono mntakagogo🤔,,,uxolo luyisinqumo sakho🖐️.
Ayikho into eyokuphoqa ukuthi uxole empilweni...
Kodwa ngeshwa🤔🤔🤔,uma ufisa ukuthi inhliziyo yakho ithole ukuphumula,futhi nawe uqhubeke nokucabanga nokwenza izinto ezizokuphumelelisa🤔,,,kuyomele uxole uzame ukukhohlwa,,,,yebo akulula🙌.
Ngiyazi ukuthi mhlampe,ungathi ngisho ngoba ngingasazi isimo sakho,,kodwa iqiniso lithi,,, njengoba ngikhuluma nawe,akukhona ukuthi angilinyaziwe🖐️,angihletshiwe🖐️,angibukeliwe phansi🖐️,angizondwa🖐️, futhi angicekelwanga phansi🤦.
Ithi into,,ukuxola kwami🤔,kusiza mina,,,hhayi umuntu ongonile🖐️.
Futhi akusho ukuthi 🤔, umuntu ongonile ubenelungelo lokungona🖐️.
Kodwa kusho ukuthi,,if mina ngifuna ukukhulula inhliziyo yami,ukuze ingagaxeli ezinxatshini zamagqhubu nobuhlungu bokuzonda🤔🤔🤔.
Sengathi komele ngikhulekele uxolo,,ngizame nokukhohlwa🤦.
*"FORGIVENESS IS A CHOICE,YOU DON'T HAVE TO FORGIVE SOMEONE,,IF YOU DON'T WANT TO 🤞.
BUT🤔,IF YOU WANT TO BE FREE FROM THE PAINS OF THE PAST 🤔..
YOU NEED TO CHOOSE TO FORGIVE 🙏🙏🙏.
Gud morning,,nibe nosuku oluhle.
I am,,,Mr ALTERNATIVES 👌.