Buka uMnu Jacob Zuma, ngesikhathi esengumengameli we-ANC, ekhuluma ngabantu abaxoshwa kuKhongolose maqede bavule amaqembu abo "athukuthele".
UNDUNANKULU waKwaZulu Natal uMnu Thami Ntuli ekhuluma emngcwabeni ka-Ayabonga Mjilo ekhala ngesihlava esibhokile esifundazweni sodlame ubhekiswe kwabesifazane nezingane.
Isiqalile inkonzo yomngcwabo ka-Ayabonga Mjilo endaweni yaKwaNyanta eHlokozi ekhaya kubo kwale ntokazi eyabulawa ngesihluku. U-Ayabonga wanyamalala ngosuku olwandulela uKhisimusi. Kuboshwe uMnu Mfanafuthi Kunene ngalesisi gameko okubikwa ukuthi uke waba ngumphathi wakhe lapho eke wasebenza khona
VIDEO: LUCKY CAIN
Uvuke umbhejazane owesilisa waseKhayelitsha 'evinjwa' ngonogada ukungena kubo lapho bekukhona uSekela Mengameli we-ANC uMnu Paul Mashatile, njengoba ebevakashela imizi ngaphambi komcimbi wale nhlangano wangempelasonto wokubungaza iminyaka ewu-113 yasungulwa.
Nansi i-video yesigameko esenzeke emcimbi kaMthandeni "Igcokama Elisha" Manqele izolo ngoMgqibelo lapho uNaledi Aphiwe ejikijelwe ngabantu ngemuva kokungena esteji kusanandisa umculi kamaskandi ongaconsi phansi uGatsheni.
BEBEPHUME ngothi lwabo abantu emcimbini kaMthandeni "Igcokama Elisha" Manqele izolo ngoMgqibelo eMkhaliphi Stadium, eNhlwathi, ngaphansi kukamasipala iBig Five. Jobe Sithole
IGagasi FM lihalalisele umculi ohlukanise unyaka kulo msakazo uBlaq Major wengoma S'dakiwe Sbali emcimbini obusePlatinum Lounge eMhlanga ngoLwesihlanu. UBlaq Major naye uzibongele waphinde wabonga nozakwabo uBless
Umpheki omkhulu wendawo yokudlela Mushroom Lounge ecacisa ngokusabalala kwenzindaba zokungqongqa kwale ndawo ezinze eMhlanga. NgoLwesithathu kusabalale imibiko ethi le ndawo ishe yaphela kulandela ukuqhuma kwe -gas
IMeya kaMasipala weTheku uMnu Cyril Xaba ngesikhathi ehambele ebhishi ukuyohlangana namalungu omphakathi ngosuku lukaNcibijane
Usaziwayo uSomizi Mhlongo uveze ubudlelwano bakhe obusha noMich Mazibuko.