IDiski Yomhlaba

IDiski Yomhlaba IDiski Yomhlaba - itholakala kwiSolezwe ngoMgqibelo. Thola ezebhola laphesheya ngolimi lwakho. Isolezwe one, if not the bigesst, vernacular newspaper in Africa.

Sports and football in general is the flagship of the tittle which has the publications, Isolezwe, Isolezwe ngeSonto and Isolezwe ngoMgqibelo. IDiski Yomhlaba is a European football feature published every Saturday on Isolezwe ngoMgqibelo.

18/11/2023

Kufanele siyibonge , ukube ayiqualifayelanga iWorld Cup, ngabe asinalo leli jezi elibukeka kangcono kanje.

18/11/2023

ULyle Foster kuthiwe akekho kwiBafana ngoba engaphilile, kodwa akusiye lo ogqoke unombolo-9 weBenin?

21/09/2023

**Khonamanjalo, kuvela ukuthi kungenzeka bahlangane enkundleni okungenani okokugcina uLionel Messi wase-Argentina noCristiano Ronaldo wasePortugal.

16/09/2023

Kuvela ukuthi amagalelo abhekwayo, aqala ngoDisemba 19, 2022 kuya ku-Agasti 20, 2023 kanti iWorld Cup iphele ngoDisemba 18, 2022

16/09/2023

Esewonke mane amazwe ase-Afrika eseningizimu ayobanga isicoco se-Afcon e-Ivory Coast, phakathi kukaJanuwari 13 noFebhuwari 11.

13/01/2023

Kwabesifazane, i-Afrika ayimelwe nangoyedwa nokugcizelela ukusalela kwaleli lizwekazi ebholeni lesibhuda.

12/01/2023

...ungowesine kwasebesayiniswe yiCheslea kuleli windi likaJanuwari lokuhwebelana ngabadlali.

17/12/2022

Kubalwa neziqongqwane zasemuva, uRaphael Varane no-Ibrahima Konate, abashove into yamehlo bephebeza iMorocco kowandulela owamanqamu

16/12/2022

Okukhalisa iMorocco nakakhulu yilokhu okwenzeke nasemdlalweni wokuqala weGhana nePortugal kwazitshwa khona iVAR sengathi kayikho

16/12/2022

Indlela abamfuna ngayo kubikwa nokuthi bazimisele nokumvumela ancelise amawele kuze kuphele inkontileka yakhe kwiRoma edlala kwiSerie A e-Italy.

10/12/2022

Kubhekwe ngabomvu ukuthi yena nozakwabo bazokwazi yini ukusiza iqembu labo lesizwe ekutheni livikele isicoco seNdebe yoMhlaba.

02/12/2022

Maningi amathuba okuthi indodana ka ‘Pele’ ingene emabhukwini eNdebe yoMhlaba ngokushaya iphenathi engumbozo cishe ukuwedlula wonke kulo mqhudelwano.

30/11/2022

I-France isizobhekana neqembu elizoqeda endaweni yesibili ku-Group C kwiLast 16, i-Australia itholane phezulu nelizoqeda esicongweni kuleli qoqo.

26/11/2022

IFrance iseQatar ngaphansi kwamehlo amaningi kwazise isemgangathweni wokuvikela iWorld Cup.

23/11/2022

Le ngxoxo yenzeke ngaphambi kokuthi ezembangi enkulu kaRonaldo, uLionel Messi, zibhubuzwe yiSaudi Arabia ngo-2-1 ngoLwesibili emini.

12/11/2022

Okubi-ke abhekene nakho wukuthi iPortugal ibalwa namazwe angenawo umlando wokunqoba iWorld Cup.

11/11/2022

URashford uncoma uBenni ngokubuyelwa yifomu yamagoli kwiMAN-USibusiso Mdlalose | November 11, 2022UMGADLI weManchester United, uMarcus Rashford, uchoma uphaphe lwegwalagwala umqeqeshi wabagadli kuleli qembu, uBenni McCarthy ngokubuyelwa kwakhe yifomu yokushaya amagoli kule sizini.URashford (24) osha...

09/11/2022

Uthe umhlangano owaba phakathi kowayengumengameli waseFrance, uNicolas Sarkozy, nowayengumengameli we-Uefa, uMichel Platini, yiwona owaklama indima enkulu ekuphekeni amavoti.

29/10/2022

UKUBA yithafa komzila womjaho iDurban Summer 10km, kwenza umgqugquzeli nomqondisi wawo athembe ukuthi abasubathi bezokwenza izikhathi ezingcono kakhulu.

29/10/2022

NAKUBA iqembu lesizwe iBelgium lingakaze liyinqobe iNdebe yoMhlaba, kodwa lizokuba ngelinye lamazwe okungangatshazwa ukuthi azokwenza kangcono kulo mqhudelwano, eQatar.

06/10/2022

Ompetha base-Afrika, iSenegal, basengabokuqala kwiCaf kanti baku-18 kwiFifa...iBafana yenyuke ngendawo eyodwa iya ku-67

01/10/2022

Umqeqeshi kufanele afingqe imikhono, akhombise ukuthi ukufaka kwakhe iqembu kowamanqamu ngo-2018 akubanga ukuzishaya endukwini kukacilo

24/09/2022

IConfederation of African Football imelwe yiSenegal, Ghana, Tunisia, Morocco neCameroon

Isolezwe Ezemidlalo
07/09/2022

Isolezwe Ezemidlalo

U 1-0 neChampions League kuTuchel kwiChelsea yisibalo samagoli esizohlezi sinomlando kwazise ngoMeyi 2021 unqobe lo mqhudelwano ngawo u 1-0 ehlula iManchester City.

18/02/2022

Address

18 Osborne Str
Durban
4023

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when IDiski Yomhlaba posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to IDiski Yomhlaba:

Share

Category


Other Newspapers in Durban

Show All