Dr.Mbizane inyanga yezizwe

Dr.Mbizane inyanga yezizwe Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Dr.Mbizane inyanga yezizwe, Media, Durban.

Lana kuleli page sisiza abantu ukt babe nolwazi ngemithi yesintu.Ft ngingumelaphi osebenza ngamakhambi nangeziwasho ngibuye ngihlole.Ngitholakala endaweni yakwaBester.i number yami ithi 0789685621.

04/12/2023

Ngyatholakala darlton ngolwesine ngyobe ngphethe umhlapho wehhashi cela ningfonele number yam

27/07/2023

Akukho kufihliwe kungeyakuvela nami ngikubona konke ekujulen sthandwa Sam bowuthi ngeke ngibone kodwa kuvele konke manje awuqhubeke kodwa hlampe kuzolunga

29/05/2023

Asambeni ngoshuni wokuvula.
Amabutho okudonsa.
Mviyo
Mkhwangu
Ngwavuma
Mabubane
Mabusane
Sehlulamanye
Zekani
Mzaneno
Wozawoza
Mkhokha
Mncume
Ibutha
Mmemezi
Mhungulu
Hlalanyosi
Khokhelo
Geleza
Ndwendweni
Ndlulamithi ikhubalo
Sehlulamanye
Mthole
Ningizimu
Mkhondweni
Mdlandovu
Maphakama onke
Ovuka ababili
Abanqonqozi ikhubalo
Mdumowazo
Dumaphasi
Letha
Bese kube amathambo nezinkakhayi
Umkhovu
Upiyano
Ikhanda lenkawu
Isphikeleli
Ingwinsi
Ingqe
Njula
Nkwazi
Mpala
Landa
Isidleke sehlokohloko
Impepho yamaroma
Ilobane
Zamlandela
Msunu wendlovu
Mzanyana womlungu
Mbasa yehhashi
Amafutha kaxamu
Thambo lendlulamithi
Sadlulane
Mavumbuka
Amafutha enyengelezi
Amafutha kahalavumi
Amafutha omkhoma
Amafutha omkhovu
Amafutha kapiyano
Amafutha mvubu isithokazi.
Kuyahlanganiswa la kuvuswa imimoya yezishingishane amadoda amakhulu avula kumnyama kubovu ingene imali abafuna usizo.
Abangintinte ku 0789685621/0673149224.
Ngihlala Ka Bester ngase Bridge city mall.

28/05/2023

Umbemiso wekhanda elingapheli
Noma ushawe ngeslwane.
Membesa
Mhlakazi
Sbhaha kancane
Manyazini
Mgogawezinhlanya
Benini
Solo
Buchopho besikwe
Khandalebululu

28/05/2023

Asishaye ilumbo lenyoka esiswini.
Dakwa
Manyazini
Skhumba sebululu
Ncotho
Membesa
Hlungunyemba

28/05/2023

Sanibonani siyabingelela kubathandi be page lethu.
Nalu usizo kubantu bakithi
Abahlushwa amanzi esithweni
Sangasese.
Solo
Dangabane.
Bilisa ukuphuze kulapha ngisho idrop.
Sisekhona ethekwini endaweni yakwa Bester.
0789685621/0673149224.

19/05/2023

Asibingelele kubantu bakithi.
Abafuna ukulashwa, izigubhu namabutho okudonsa sifuna abasazama ukuya phambili empilweni.Sikhona isibunge.
Izigubhu zokudonsa,esokuhlola,esezangoma or umelaphi.
0789685621/0673149224.
Nginomuthi wecala liyaphela ungagaetshwa enkantolo.

01/09/2022

Sanibonani. Namuhla Ake sibheke umuthi wokubyisa.
Umuthi wokubuyisa usebenza
ngokuthi umuntu olahlekelwe
asheshe aphuthume kumelaphi
kungakopheli izinsuku.

31/08/2022

Nasi iskhafulo
Munyu omnyama
Mfeyenkawu
Mwelela
Lukuluku
Sehlanengubo
Mkhondweni

13/07/2022

Namuhla Ake sibheke abantu abaqale ama business kodwa angaphumeleli.Nabenza imisebenzi ngokuzimela kodwa impumelelo ingabonwa.
Zikhona izibunge zokuvula umsebebenzi kanye namabutho nezigubhu.kuba kumuntu ukt ufuna Sophie isisekelo.

08/05/2022

Ake sivule umuntu onenkinga yomsebenzi .
Vulakuvaliwe
Ngwavuma
Vuma omhlophe.

03/03/2022

Angibingelele namuhla ake sibheke imithi eyenza okuningi.
e.g. labatheka lomuthi ungena
uma kwakhiwa imbiza.
ft uvusa amasosha emzumbeni .
ubuye ufakwe kweminye imithi yokugeza,owesichicho,fukanezwe,ubuye sibethele ngawo uvike nezulu lingangeni ekhaya uma utshaliwe kuwo wonke amakhona omuzi.
kanti uyidikhafulo uwodwa.
umunye unukani.
lomuthi,uyakhafula uwodwa,ucuphe,ufakwe ezichithweni,ekulapheni zona izichitho.
Mhlambamanzi ugeza idlozi,ugeze umuntu oshonelwayo
ubuye ucuphe umthakathi oganga ngedlozi.
msanka bawubiza ngomunukelambiba.
uyageza,ulande isidalwa,uvule umsebenzi,ubuye ulaphe isicitho,kanti uyasenza.
gobandlovu lenza idlozi likulalele,liyakhafula ubuye uthambise abantu uma ukhuluma nabo.
Mabusane. wona owokubusa usebenza as isibunge ukudonsa
inhlanhla kanye nesikhundla.
Miningi imithi eyenza imisebenzi eminingi kodwa ube uwodwa.
njengo solo abanye bathi ikhuphulani lomuthi ulapha isilonda.
kanti inyazangoma elimhlophe uyasenza ekucupheni ukuthambisa izitha ukukhafula
ubuye uvule umsebenzi.

13/02/2022

Angibingelele kubantu bonke.Ake sibuke eminye imithi yokulanda idlozi nokuligeza.Abantu basebenzisa umlahlankosi kowesilisa uma bemlanda eseshonile nomganu kowesifazane.Kuhlukile uma sekulandwa idlozi elinganeni ekhaya.Kusebenziswa lemithi emhlophe.Bhubhubhu,mzaneno,Mmemezi,Simemo,Madlozana,Dlozilabezizwe,Mkele,Mphenduli,Phophoma,Mhlwazimamba,Mahogo.Lena imithi yokulilanda lingene khaxa ekhaya noma kuthiwa lisezintaheni.Ngaphandle kokusebenzisa ihlahla.
Bese kube khona imithi yokuligeza.
Njenge Mpila,Mhlambamanzi,Mahogo,
Mahlambahlale,
Mthombothi,impande yelala,
Msululu,Simanaye,
Qonya,Mkhwangu,Sizukulwane.

02/01/2022

Sanibona onyakeni omusha.Ake kulonyaka siqale ngokususa izichitho ukuze siqhube kahle.
Mhlambamanzi
Maphipha
Nukani
Mathunzentaba
Musuzwane
Masaki obovu
Munukelambiba
Shaladilezinyoka
Mavumbuka
Sidikili
Mhlakazi
Mpila
Siqunga
Mababaza
Ndonganazibovu

Lentelezi ilwa nezichizo namathunzi amabi.

17/08/2021

Ake sivule umsebenzi ovaliwe.Thola uvulakuvaliwe,nozangume.Ugwume bese uphalaze ngawo ubuye uchele ngawo lana osebenzela khona.Bese uthole amafutha enhlwathi uwahlanganise nayo lemithi nezibi zomfula nezindlela,bese ushise.

17/08/2021

Nasi isibunge esishiswayo iwozawoza
mzaneno
hlalanyosi
nqangendlela
dumaphansi
impande yomhungulo
khokhelo
mumemezi obovu nomhlophe
lobani
mpepho yamaroma
zamlandela
sidleke sehlokohloko
sidleke sathekwane
amafutha omkhoma.
uma sesihlangene sifuna umhlwehlwe wembuzi.

17/08/2021

Angibingelele namuhla asethembe ukt niyaphila.Sibonge ukugcinwa esandleni somusa.Wena onenkinga umuthi ongakusebenzeni thola umhlambamanzi ugeze ngawo nenyongo yenkukhu emhlophe ugezele emfuleni ohambayo.Bese ubuye uthole uvuma obovu novulakuvaliwe ugqume bese uyaphalaza 5 days.

16/06/2021

Sanibona namuhla ake ngikhiphe umuthi womsebenzi.mkhanyakude,losilina,mphumeleli,vulakuvaliwe,vuma,masaki obovu,maphunzane,khokhelo,mhlalanyosi,mdlandlovu.ugwume bese uphalazela ubone ukt ngeke uqashwe yini.

13/06/2021

Ake ngibingelele kubantu abalandela leli page.Sezilungile izigubhu zomdonso kanye nezigubhu zama business nezamathwasa.Kubalulekile ukt idlozi ligezeke uma ungumelaphi.Sikhona isisekelo sedlozi ligezeke ukuze liphile nawe likuvikele lingathwebuleki.kube khona isigubhu esiqondene nalo idlozi.Abafuna ukusizwa ngomuthi nangokunye abasithinte kulenumber 0789685621/WhatsApp.

10/05/2021

Sabibonani.Ake sibuke iqhaza elidlalwa isibunge e business lakho.Isibunge sisiza ekutheni silande abantu emsebenzini owenzayo.Kubalulekile ukt I business ulifunele sona isibunge ukuze kugcwale.Kukhukho nezinye izisekelo ze business e g.isigubhu somdonso.

Sanibonani namuhla ake sikhiphe umuthi oqondene nenhlanhla yomsebenzi.Umasiki obovu,igobandlovu,mampunzane,losilina,mkha...
21/04/2021

Sanibonani namuhla ake sikhiphe umuthi oqondene nenhlanhla yomsebenzi.Umasiki obovu,igobandlovu,mampunzane,losilina,mkhanyakude,mphumeleli,vulakuvaliwe,vuma omhlophe nobovu.Uwuhlanganise bese ugqume ngayo uphalaze ngawo isonto lonke.But uyakwazi no kuqala uthole inkukhu emhlophe ufake inyongo ngawo bese uyogeza ngaphandle,before uwusebenzise.Abafuna izigubhu zomdonso noma abafuna ukukhulisa ama business bangithinte kulenumber 0789685621.Nalabo abadinga usizo kanye nolwazi aluthe thuthu ngamabutho ngoba sinawo ft siyawenza,nezigubhu,namajaji.Isibunge se business sikhona.

09/04/2021

Ake ngikhumbuze abantu ukt bazi ukt inkosi isiza ozisizayo.Ngeke uyibone izokwenzela umsebenzi wakho if uthandaza uhleli uzohlala kakhulu ft uma uthandaza uzama empilweni uzophumelela kokuzamayo.

09/04/2021

Sanibona namuhla ngizoke ngithinte imithi ebalulekile if ungumelaphi emncane nje.Owokuqala,nukani,msanka,labatheka,masaki,bhubhubhu,mviyo,sbhaha,mhlakazi,mkhondweni,nhlaba,mlahlankosi,wozawoza,khokhelo,hlalanyosi,mdlandlovu,gobandlovu,ngobamakhosi.Amaphakama wonke novuka bonke.Bese kube amafutha kaxamu,awendlulamithi,awengwe,nawomkhoma,kube awemvubu.konke lokhu ongikubalile kungena ezintweni eziningi ezithakwayo kumele uhlale unakho ngakunye uma ungumelaphi kungahlanganisiwe.Okunye okubalulekile isizikulwane,isidikili,cimamlilo,dlula,sukasambe,abanqonqozi,letha,mlahleni,mababaza,bhucu,ningizimu,bheka,vuma,ndabulalivalo,nsinda,kube amanyazangoma.Bese kube amafutha embulu,mbongi,mhlakuva,halakavumi,mamba kanye nezinyamazane,kube intelezi yokuchela yokuchela.kube umuthi wokulapha isichitho kanye nomuthi wokugeza ithunzi ukhiphe isilwane nomuthi wecala.Bese kube isitafu sokubethela nezihlungu.Bengibuka imithi okumele umelaphi abe nayo nebalulekile.Abafuna usizo lukhona ngitholakala kule number 0789685621

07/04/2021

Sanibona namuhla.Ngizocela abantu abafisa ukucazelwa nezigubhu zomdonso kanye nezigubhu zokuvika izitha,Bese kube abafuna amabutho,ibhande lezitha,isibunge sokugcwalisa abantu e business lakho.Kuningi okunye okutholakalayo abasithinte kulenumber 0789685621.

24/03/2021

Sanibona namuhla asethembe ukt niphilile kulesikhathi.Abantu abafuna ukusizwa ngomuthi nangokwelashwa abasithinte.Sibuye silaphe izizwe,i stroke,isilwane,isichitho,sibethele,bese siqede icala.kuningi okukhona izikhafulo amabutho anhlobonhlobo,izigubhu,intando,sibambelelo,sikhafulo.Sitholakala ethekwini endaweni yakwaBester.I number 0789685621.

22/03/2021

Sanibona namuhla asethembe ukt niyaphi.Abafuna usizo ukubuyiselwa izithandwa zabo,ukuvula inhlanhla yakho nomsebenzi kanye ne business.Abangithinte kulenumber 0789685621.Sibuye silaphe I stroke,umeqo,isichitho,sibethele,sicuphe amanxebe nethuna,silaphe izizwe kanye nesilwane.Akhona amabutho kanye nezigubhu zomdonso namajaji.

17/03/2021

Sanibona namuhla.Ngizokhipha umuthi wesibunge.udumo,wozawoza,zekane,mncume,mabubane,mdlandlovu.uyagquma uphalaze bese ubuye uchele ngawo.ubuye uwushise nempepho yamawele.isibunge lesi imali iyangena impela.inumber yami ithi 0789685621.

13/03/2021

Sanibona namuhla.Ngicela abantu abafuna ukusizwa ngokubuyiselwa abantu babo.Abadinga izikhafulo kanye nentando,abafuna isibunge kanye nezigubhu zomdonso kanye namabutho.Abanamacala abafuna akuwaqeda kube ukuvala izitha kanye nama phoyisa.Abafuna ukubethelelwa ukulahlwa isilwane kanye namathunzi.Siyahlola sibuye selaphe.0789685621.

Address

Durban

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Dr.Mbizane inyanga yezizwe posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Dr.Mbizane inyanga yezizwe:

Share

Category



You may also like