Khithi Ntusi Black Nation

Khithi Ntusi Black Nation Maskandi music

10/11/2024

Sanibonani bafwe2 ngicela support yenu kweyoKHOZI FM Song Of The Year noma kangaki

SMS 33665
Khithi Ntusi- Jola Dali

03/09/2024
15/06/2024

Indaba zokubheja ngyazisaba πŸ˜ͺ ngoba ngafaka R20 ngawina R1000 ngalibona lilincane ngaliphindisela phakathi sengifuna R10,000 ngadliwa πŸ™„ πŸ™„ πŸ™„

Bathi sengikhuluphele πŸ˜„πŸ€Ÿ cha kuyangithanda ukuhlala eMANDENI kwaSTHEBE buka umkhaba
14/06/2024

Bathi sengikhuluphele πŸ˜„πŸ€Ÿ cha kuyangithanda ukuhlala eMANDENI kwaSTHEBE buka umkhaba

11/06/2024

Konke esikwenzayo kudinga umthandazo πŸ™ ungakhohlwa mntakababa

11/06/2024

Ngyamhlonipha omunye umuntu mina angimesabi sdalwa noma anganenkani nami nginayo noma anganolaka kanjani nami nginalo

11/06/2024

Khona umzimba awuvumi kdw umphefumulo usahlangene nenyama okusho ukuT impilo isasekhona 🀟

Asiyincenge impilo 🀟

11/06/2024

I Med-Lemon ibhalwephi ukuthi,

"MBATHA UGUBEZELE UZE UJULUKE UBE MANZI TE"?

09/06/2024

Akekho umuntu ongekho serious ngempilo ukuT izinto azisilungeli kanye kanye 😭

u-Lurcesy Ntshaba ubeke kanje guys angisakhoni πŸ’”πŸ˜­...avekubuhlungu inhliziyo yami,angilali,akudleki...my eyes drowning in...
27/05/2024

u-Lurcesy Ntshaba ubeke kanje

guys angisakhoni πŸ’”πŸ˜­...avekubuhlungu inhliziyo yami,angilali,akudleki...my eyes drowning in tears abanomzane bemizi bedlwengula ingane yami ngokuphindelelaπŸ’”πŸ’”πŸ’”πŸ˜­ beyisabisa ngokuyibulala 😭😭😭 she's on 10,Kodwa bakwazi ukukwenza lokhu, okubuhlungu kunakho konke ingane yami bihlala nabantu

I real need help from society, I need justice my daughter before I die, she doesn't deserve this 😭😭😭 I don't even know where to turn ngiyadunyelwa
advocates,Lawyers,police nomphakathi nje wonke nomangabe yn ongasiza ngayo

23/05/2024

Enhlizweni yam udarli uzikhipha kancane, kusho ukuth selumdakiwe uthando πŸ—£οΈ

Ubangena impelake u-Anti bayoze bathi sisi 🀟
16/05/2024

Ubangena impelake u-Anti bayoze bathi sisi 🀟

12/05/2024

Good morning all off us I'm here to visit our people about present my new names because i love you all

Bafwe2 ngithi angisho ukuthi kuphase igama elithi KHITHI DOCTOR LOVE sengisholo ukuthi kuwona wonke umsebenzi enginenzela wona ngizobe ngisebenzisa lelo gama

So all of us we call me about this names because this name is a good name for me

Happy Sunday all off us in the name of Jesus Christor

09/05/2024

Into engijabulisayo ukubona izinsizwa nezintombi zangakithi ziphumelela abafowe2 bayaganwa ngapha bavusa imizi yobaba kuthengwa izimonto ubusaphasapha ngiT nje akwande ngane zakwe2 umuntu akaphante angakhohlwa ikhaya ✊✊

06/05/2024

Namhlanje ngiT mina kuwe yenza lokhu okujabulisa wena ungabanaki abantu bohlezi bekhuluma kukuhle nomakubi

Imvamisa into enhle abayincomi πŸ™

05/05/2024

Abanye bayabuza ukuT kungani ngingayile ukuyo Perform kulemicimbi ibithe chithi saka ekhaya yama politiki πŸ€” Mina anginayo impendulo yenu βœ‹

Kdw ngifisa sengaT ningavota kahle bafowe2 ✊✊

Address

UMkhanyakude
Durban
N/A

Telephone

+27712956338

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Khithi Ntusi Black Nation posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Khithi Ntusi Black Nation:

Videos

Share

Category