Nobhilita Comedy

Nobhilita Comedy VIDEO CREATOR/YOUTUBE SKETCHES /VOICE OVER ARTIST/SCRIPT WRITER/ACTOR🎭🇿🇦✅. For any business related queries hit us with an email.
📧[email protected]
(3)

01/02/2025

MATCHDAY ‼️

Orlando Pirates 🆚 Kaizer Chiefs

⌚15:30 - Predictions? 👀

01/02/2025

Ukujola ngyakuhalela inkinga yilezimali ezikhishwayo😩

31/01/2025

Imagine arriving late and afraid to enter your own house because of the woman you married with your MONEY😩😂

31/01/2025

Once wanconwa umzali ukuth ugqoke kahle, wovele wath ukuth uyohlekwa phambili 🚶‍♂️

31/01/2025

Uhlangane ne ex yakho uncolile kuvele kube ngathi *lokhu yakushiya uthwele kanzima😩

Niyabazi laba😂😂
31/01/2025

Niyabazi laba😂😂

31/01/2025

Ungafoni namhlanje khon' umama boy.

And please ngcela ungafebi lapho 💀

31/01/2025

Ama hair styles onurse ngathi ibona abagulayo...
🤭

31/01/2025

Njengoba usufuna ukumtrafeyela lo R2500 awucelile emini 📱- awuzukuyidinga yini wena leyomali? 🚶‍♂️

31/01/2025

Khona lensizwa eth kimi "Intombi ajola nayo,Isanda kushada kodwa ithi kuye aymthandi umyeni. Meaning by that bazoqhubeka bezijolele. 😩

Aibo mantombazane niyenza kanjan lento? 🤔ushade nengane yabantu kant awuyithandi futh awukaze nje waythanda? 🙃

Bese uhambe uth awumthandi,uhlaleleni pho naye? uyidlelen pho imali yakhe?

Usuke uvumeleni kwalowomshado? Kwasekuqalen nje...no ladies this is totally wrong 😂😂

31/01/2025

Hhei kummandi kodwa ukukhuluma Isingisi ne pakistan😂😂..ngoba akekho okhuz'munye,lithi linhlanhlatha libheka le nawe unhlanhlatha ubheka le😩

31/01/2025

Enye kuyenzeka ubone ngath iyakufuna,kant cha ikukhonzile nje

UQHAPHELE😂😂

31/01/2025

Wake washelwa intombazane straight?

"Yathini kuwe,wathini wena.

31/01/2025

How do i cancel i-application yasemasosheni? 😭

31/01/2025

Manje laphaya eDRC ayikho yin i(option yokuthatha i-Leave maqede udedelwe ubuye 🕳️🚶‍♂️

31/01/2025

Khona beyilokhu isho inhliziyo
"Qala nge renti"
"Qala nge renti" 😩

Address

Durban

Telephone

+27685514589

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Nobhilita Comedy posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Nobhilita Comedy:

Videos

Share

Category