SPEND YOUR TIME WISELY
PRINCIPLES TO HELP YOU USE YOUR TIME WISELY:
1. SET GOALS CORRECTLY.
2. PRIORITISE WISELY.
3. REMOVE NON-ESSENTIAL TASKS.
4. PLAN AHEAD.
5. SPEND TIME WITH JESUS THROUGH PRAYER.
BE FAITHFUL TO GOD AND TO PEOPLE.
BENEFITS OF BEING A FAITHFUL PERSON:
1. FAITHFULNESS BRINGS GOD’S ETERNAL REWARDS.
2. FAITHFULNESS BRINGS INNER PEACE.
3. FAITHFULNESS BRINGS HONOUR.
4. FAITHFULNESS COMPELS PRAYER.
5. FAITHFULNESS BRINGS STABILITY IN LIFE.
Today we have a sit down with the host of our show "Monday motivations"😃🙌mfundisi Sandile Dlamini uyasazisa ukuthi ungubani. check out the full interview on our YouTube chanel https://youtu.be/mcIDyBWD1ps 🌍🪐💫don't forget to like and subscribe.
🔥🔥🔥Lindelani Got talent umcimbi wenu ubusezingeni eliphezulu syayibongela intsha yasentuzuma🙌
Always be thankful👏#mondaymotivation#ntuzumatv
Kuzobe kushikisha ufudu impela kwi Lindelani got talent🔥🔥nanti elinye ithalente elizobe likhona kumqhudelwano🪐💥Ukuphila male voices. #lindelanigottalent #28April #LindelaniAhall
Iyashisa iyavutha i competition kumqhudelwano we Lindelani got talent🔥🔥sivakashele abanye kwabazoba inxenye yomqhudelwano impela liningi ithalente eLindelani🤞🙌 #legendsdancecrew #lindelanigottalent #28April2024 #ntuzumaahall
Keep on fighting the good fight🙌#mondaymotivation#bemotivated💥🚀🚀
Iba usawoti🙂👏🙌#Monday motivation#Weinspire🚀
Besicela ukuthatha lelithuba ukuchoma uphaphe legwalagwala kwi organisation yase lindelani i "Syabadinga" benza umsebenzi oncomeka kakhulu ekusizeni intsha emphakathini waseNtuzuma. Sithi nje niqhubeke njalo mfundisi Ngcobo nawe Mrs Ngcobo, niyawenza umehluko. Uhlelo lwe Syabadinga luzoqala ukuvela maduze kwi Ntuzuma TV 🔥🔥🕺ungaphuthelwa ukuzibonela nawe lomsebenzi omuhle.
Ukudla momphefumulo, Ukudla kwengqondo #Monday motivation😇
Monday motivation with Pastor Dlamini.
TOPIC: SIBLING RIVALRY
PRINCIPLES TO HELP REDUCE SIBLING RIVALRY:
1. DO NOT COMPARE YOUR CHILDREN TO EACH OTHER.
2. TREAT THEM FAIRLY.
3. AVOID TAKING SIDES WHEN THERE ARE DISPUTES.
4. HELP THEM SPEND QUALITY TIME TOGETHER.
5. DON’T HAVE FAVOURITES.
Mawubuthanda ubuciko futhi uzibona ukuthi unalo ithalente nanti ithuba😃, zihlomulele emikomelelweni yekhethelo🥇🏆💸. #Lindelanigottalent
Ziningi izinto ezinhle ezenzeka emphathini wase Lindelani.
Isteleka somphakathi waseLindelani sanamuhla ekuseni ebesingaku Dumisani Makhaye free way sibukeka engathi sibe yimpumelelo njengoba ekugcineni bafikile abasebenzi bakwagesi banyuka nawo umphakathi wase Lindelani ukuyoqala ukulungisa ugesi. Sizobeka indlebe phansi nathi siyiNtuzuma TV silokhu sinazisa ukuthi umphakathi ugcina usizakalile na.