Gabi Gabi News

Gabi Gabi  News Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Gabi Gabi News, News & Media Website, Durban.

Inkantolo yomthetho sekelo wase Gauteng isiyalele ukuba uMnu Jacob Zuma abuyele ejele ngoba ukuphuma kwakhe ejele ngoshw...
15/12/2021

Inkantolo yomthetho sekelo wase Gauteng isiyalele ukuba uMnu Jacob Zuma abuyele ejele ngoba ukuphuma kwakhe ejele ngoshwele wokugula kwakungekho emthethweni, leli icala elafakwa i Democratic alliances

Ngabe kuthini ukuphawula kwakho ?

Kusize ukufika kwamaphoyisa aseNkandla endaweni yaseMandaba emumva kokuba bebona imfene ithalaza eduze nehlathi kuthiwe ...
29/08/2021

Kusize ukufika kwamaphoyisa aseNkandla endaweni yaseMandaba emumva kokuba bebona imfene ithalaza eduze nehlathi kuthiwe ibaleke yangena komunye umuzi , isibongo sisigodlile ukuvikela umsolwa kodwa kuthiwa umculi kaMaskandi odumile , uDadewabo kamsolwa ube esefonela amaphoyisa ngoba umphakathi ubusho ukumqeda.

Impi equbuke phakathi kwamandoda amabili lapho kuzalwa khona uMalema eSeshego ishiye Enye indoda ingesenasandla , kuthiw...
29/08/2021

Impi equbuke phakathi kwamandoda amabili lapho kuzalwa khona uMalema eSeshego ishiye Enye indoda ingesenasandla , kuthiwa umgilwa wehlelwe yilesigameko edakiwe izolo ebusuku, uvuke isandla sesigekho .

Ubelethe ingane engajwayelekileOwesifazane 20 wasesifundazweni i Eastern Cape ubelethe ingane naye angazi ukuthi angayic...
29/08/2021

Ubelethe ingane engajwayelekile

Owesifazane 20 wasesifundazweni i Eastern Cape ubelethe ingane naye angazi ukuthi angayichaza ayithini uma echazela abanye ngoba uma uyibheka nje ungaze ufunge ukuthi ineminyaka engu 80 noma engu 90 ngendlela ebukeka ngakhona

Lowesifazane uthi okushaqisa kakhulu ukubaleka kuka Baba womntwana emvakokubona ingane yakhe ingaloluhlobo
"Nginenkinga ngicela usizo ingane engyitetile iyona le angeke ngyilahle ndawo. Okungidumaza kakhulu ukuthi uBaba womntwana ngesikhathi ezonglanda esibhedlela waphuma e Wodini engumuntu oyochitha amanzi endlini encane phindanga wabuya and uma ngimfonela ucingo Lungfaka ezihlahleni Sekufanele ngilokhe ngihubhana nayeke manje yabona nje eyi eyi Mhlampe usathukile" Kuzikhalela lowesifazane

UMnyango wezenhlalakahle khona e Eastern Cape uthembise ukungenelela kuloludaba

Address

Durban
4066

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Gabi Gabi News posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share



You may also like