Bavundulule Broadcasting Academy

Bavundulule Broadcasting Academy Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Bavundulule Broadcasting Academy, Broadcasting & media production company, West Street Durban, Durban.
(3)

Closing Date : 31 August 2024For more information please WhatsApp πŸ“ž : 0615252685
21/08/2024

Closing Date : 31 August 2024

For more information please WhatsApp πŸ“ž : 0615252685

Akekho onaka abasafufusa bazokhula kanjani uma engekho ama platforms azobakhuthaza aphinde abalekelele ukuthi amaphupho ...
14/08/2024

Akekho onaka abasafufusa bazokhula kanjani uma engekho ama platforms azobakhuthaza aphinde abalekelele ukuthi amaphupho abo afezeke, ngikhuluma ngama Upcoming Artist ngikhuluma Small Businesses so umbono wami wokusungula ama Mlwazet Bavundulule Awards usukela ekutheni nami ngiyiciko futhi ngusomabhizinisi I know ubunzima baleyo mikhakha especially uma usasemazingeni aphansi ne support ungayitholi.

Award into enkulu kakhulu iyamkhulisa umuntu as a brand imbeke kwelinye izinga ngakho ngiyazi baningi engizobavundulula ksasa bavelele babe izinto ezinkulu through lama Awards ✊

Puff and Pass πŸ™Ngicela ungidlulisela lama posters kuwona wonke ama WhatsApp Groups onawo efonini yakho I’m sure baningi ...
13/08/2024

Puff and Pass πŸ™

Ngicela ungidlulisela lama posters kuwona wonke ama WhatsApp Groups onawo efonini yakho I’m sure baningi abantu abangalithokozela leli thuba lokungenela ama Awards.

Kuvuleleke for everyone oyiciko elisafufusa or osomabhizinisi osasemazingeni aphansi

πŸ“ž : 0615252685

MBA 2024 abuyile πŸ™Œ Mlwazet Bavundulule AwardsIt’s all about ukuphakamisana, sivundulula abasemazingeni aphansi sibabeka ...
08/08/2024

MBA 2024 abuyile πŸ™Œ Mlwazet Bavundulule Awards

It’s all about ukuphakamisana, sivundulula abasemazingeni aphansi sibabeka esicongweni, lokho sikwenza unyaka nonyaka ngoba sifuna wonke umuntu aphumelele ngethalente lakhe or umphanto wakhe.

Mlwazet Bavundulule AwardsUbufakazi bemisebenzi emihle eyenziwe i Mlwazet Bavundulule Awards eminyakeni edlule πŸ†πŸ”₯πŸ₯‡
07/08/2024

Mlwazet Bavundulule Awards

Ubufakazi bemisebenzi emihle eyenziwe i Mlwazet Bavundulule Awards eminyakeni edlule πŸ†πŸ”₯πŸ₯‡

Mlwazet Bavundulule Awards abuye ngezinkani 🀌🀌🀌πŸ”₯πŸ”₯πŸ”₯Inhloso : Ukuveza labo abanganakiwe nabo ukuze banakeke baziwe nemiseb...
07/08/2024

Mlwazet Bavundulule Awards abuye ngezinkani 🀌🀌🀌πŸ”₯πŸ”₯πŸ”₯

Inhloso : Ukuveza labo abanganakiwe nabo ukuze banakeke baziwe nemisebenzi yabo, ama MBA awards enziwele for amaciko asafufusa nosomabhizinisi abasakhula ukuthi nabo bagcine besimeme emikhakheni abayenzayo πŸ‘

For more information please whatsapp : 061 525 2685

26/03/2024

Kuningi ekumele nikwazi ngomsakazo πŸ“»πŸŽ€

Ziyohamba izinsizwa kuyosala izibongo πŸ’”πŸ•ŠοΈBheka β€œBK” Prince Mchunu uyibekile induku ebandla kwezokusakaza amagalelo akhe ...
13/03/2024

Ziyohamba izinsizwa kuyosala izibongo πŸ’”πŸ•ŠοΈ

Bheka β€œBK” Prince Mchunu uyibekile induku ebandla kwezokusakaza amagalelo akhe awasoze ashabalala πŸŽ™οΈπŸ“»

11/01/2024

Sicela uthumele your 2 minutes Recording usakaza or ufunda izindaba ukuze sizwe ithalente lakho πŸŽ€πŸ“»

πŸ“ž 0615252685

11/01/2024

πŸ“ž : 0615252685

11/01/2024

2024 :
We have Full Time Classes, Part Time Classes and Online Classes

πŸ“ž Contact Us On : 0615252685

09/01/2024

Sivula mhlaka 15 January 2024

Kubona bonke abantu abasafisa ukungenela kusavulelekile, kuzoze kuvalwe mhlaka 30 September 2023 ukuthathwa kwabantu.Wen...
25/09/2023

Kubona bonke abantu abasafisa ukungenela kusavulelekile, kuzoze kuvalwe mhlaka 30 September 2023 ukuthathwa kwabantu.

Wena ekumele ukwenze kulula thumela i message ku WhatsApp kule number 0815593735

Ubhale your name / stage name / brand name ungakhohlwa ubhale ne category as well ofisa ukuyingenela, khona ku WhatsApp bazobe sebekuphendula baphinde bakwazise ukuthi uzovotelwa kanjani

Good Luck πŸ† Mlwazet Bavundulule Awards

Please Share πŸ™
Ngicela udlulisele nakwabanye πŸ‘

Founder and Director of Bavundulule Broadcasting Academy
20/09/2023

Founder and Director of Bavundulule Broadcasting Academy

Ukufunda kuyaqhubeka ku West Walk Building, 8th floor, 825 in Durban. Abanye babafundi ba full time laba πŸ‘πŸ‘Kanti nawe um...
11/09/2023

Ukufunda kuyaqhubeka ku West Walk Building, 8th floor, 825 in Durban.

Abanye babafundi ba full time laba πŸ‘πŸ‘
Kanti nawe uma unesifiso sokufunda kodwa awuhlali around durban, sisakhona isikhala sokufunda online πŸ™ŒπŸ½πŸ“»

For more information WhatsApp 063 292 1737

Ulahlekelwe u Zulu πŸ’”imbabazane emahaqa iwusebenzele kakhulu u Zulu 🀞 uMntwana wakaphindangene obenguNdunankulu waka Zulu...
09/09/2023

Ulahlekelwe u Zulu πŸ’”imbabazane emahaqa iwusebenzele kakhulu u Zulu 🀞 uMntwana wakaphindangene obenguNdunankulu waka Zulu udlule emhlabeni eseneminyaka ewu 95 ubudala πŸ•Š

Kubuhlungu kuyaqaqamba πŸ’” umphefumulo wakhe engathi ungalala ngokuthula πŸ•Š

Umsunguli nomphathi we Bavundulule Broadcasting Academy uzobe esemsakazweni ksasa emini bebade ungaphuthelwa πŸŽ™πŸ“»πŸŽ§
05/09/2023

Umsunguli nomphathi we Bavundulule Broadcasting Academy uzobe esemsakazweni ksasa emini bebade ungaphuthelwa πŸŽ™πŸ“»πŸŽ§

Mlwazet Bavundulule AwardsAma Awards angachemile ama Awards aneqiniso ama Awards akhulisanayo πŸ™ŒπŸ†πŸ₯‡πŸ€žInhloso enkulu yama β€œM...
03/09/2023

Mlwazet Bavundulule Awards

Ama Awards angachemile ama Awards aneqiniso ama Awards akhulisanayo πŸ™ŒπŸ†πŸ₯‡πŸ€ž

Inhloso enkulu yama β€œMBA” ukufezekisa amaphupho abantu abenza izinto ezinhle kodwa abasasemazingeni aphansi labo esibabiza ngamaphanta, okwethu ukubaveza umhlaba wonke wazi ngabo mase siyabalekelela bavelele bakhule emikhakheni abayenzayo βœ…πŸ‘

Please WhatsApp : 0815593735



02/09/2023

Day 1 wabafundi abawina kwi Bursary Competition. Igama lakhe ngu Sindisiwe Zindela okuwuyena owathola amavoti amaningi ukubadlula bonke ababengenele umncintiswano,
After 6 months from now uzophuma esewu cream esengumsakazi oseqopheleni eliphezulu.

02/09/2023

Igama lakhe u Sithembiso Nkala ungomunye naye owawina kwi Bursary Competition under Sport, useqalile naye uzokhulisa ulwazi lwakhe kwezokusakaza. Sizomcija, simqeqeshe for 6 months, emva kwalokho uzophenduka u best.

Winner ne Winner nakhu ezokuthola πŸ†πŸ₯‡πŸ‘ Mlwazet Bavundulule AwardsInhloso ukusiza amaciko nosomabhizinisi abasazama abasat...
21/08/2023

Winner ne Winner nakhu ezokuthola πŸ†πŸ₯‡πŸ‘ Mlwazet Bavundulule Awards

Inhloso ukusiza amaciko nosomabhizinisi abasazama abasathuthuka, ukuze nabo bavelele nemisebenzi yabo yaziwe isabalale umhlaba wonke jikelele πŸ™

Uma kukhona abantu obafisela into enhle batshele ngalelithuba bangaphuthelwa, kulula nje uma umuntu ene interest kumele athumele message ku WhatsApp : 0815593735πŸ“ž


MBA 2023 πŸ”Œ Mlwazet Bavundulule Awards πŸ†πŸ₯‡    Closing Date : 31 August 2023For more information please WhatsApp or Call ☎️...
20/08/2023

MBA 2023 πŸ”Œ Mlwazet Bavundulule Awards πŸ†πŸ₯‡



Closing Date : 31 August 2023

For more information please WhatsApp or Call ☎️ 0815593735

20/08/2023

Registration is openπŸ’ƒπŸ•ΊπŸ™Œ
sesiqalile sithatha abafundi for September πŸŽ™πŸ“»πŸ”Œ

nawe sondela woza uzobhalisa kungaze kugcwale, talk to us via WhatsApp : 0632921737

20/08/2023

Ama Course’s esinawo :
Radio Presenting, News Reader, Sports Presenter, Music Compiling, Content Producer, Technical Producer

20/08/2023

Ziwu 3 izindlela zokufunda‼️

Full Time - Weekdays (Mon, Wed, Fri)

Part Time - Weekend (Saturday)

Online (Distance Learning) - Via Zoom, Email and WhatsApp

20/08/2023

Next Class‼️

Sizofunda kanje‼️

2023

September
October
November

December - Sivalile sithatha i Break

2024

January
February
March

May - Graduation Ceremony

20/08/2023

Baningi esesibasizile safezekisa amaphupho abo, and sisazimisele ukukhiqiza inqwaba, nawe woza sikucije sipholishe ithalente lakho uzophuma usuwulozoloπŸŽ™οΈπŸ“»

19/08/2023

Uma usuqedile ukufunda kanye nathi asikushiyi nje kanjalo kodwa siyakuzamisa isikhala somsebenzi emsakazweni : 0632921737

19/08/2023

Noma ungenawo u Matric siyakwazi ukukusiza : 0632921737

19/08/2023

Kubona bonke abanesifiso sokuzofunda izandla sizivulile bangasithinta ku WhatsApp : 0632921737

Address

West Street Durban
Durban

Telephone

+27745483580

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Bavundulule Broadcasting Academy posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Bavundulule Broadcasting Academy:

Videos

Share


Other Broadcasting & media production in Durban

Show All