28/03/2020
Part 2
# Ihlongandlebe
Sebehlangane ubona nje ngokusobala ukuthi intokozo nenjabulo ingakubona.Kwazise phel akekho owaye ngalangazelelanga ukubona omunye .Baqikelel bobabil ukuth benza konk ngendlela ababehlel ngayo okwaz kwaholel ukuth benze ucansi olungaphephile ngendlela ababejabule ngayo
Kwathi mekushaya isikhathi sokubuyela ekhAya kulentokazi wabona nje ukuthi kuliwa nenjabulo yayo kodwake lokh akwenzanga mehluko.Kwathi lapho ifika engakhaya wawubona nje ukuthi usuku lwayo luhle and luhamba kahle .Isholophezulu ngomzwilili .okuyinto eyayingavamile ukwenzeka lokho
Kwadlula amasonto amabili kalandela elinye kwaba nosh*tsho elathusa abaningi manje .Intokazi Lena yaphuphuzela uboya ebusweni yabanezitho ezimhlophe qwa ngathi imbali yase mawozeni.She was so happy because there was compliment every where, she goes from here friend at school also teachers.Umama wayengeneme neze nje ngalolu sh*tsho wayezibuza eziphendula ukuth kwenzakalani kwindodakazi yakhe kungenzeka yini ukuthi izithwele na .Ephinde ezikhuze ebona ngathi uthatha izinto mawala
Kwathi ngokuhamba kwesikhathi savela isisu lamshonela emini ubhuti mubhe Lona ngoba wayengacabangi ukuth senze impicabadala manje.Umama wayibiza indodakazi yakhe ngaphambi kokuthi ilibangise eskoleni .My child is everything ok she ask here daughter.Intokazi yaphendulela phezulu yasho yathi konke kuhamba kahle mama ngabe ubonani mama ngoba usho kanjalo.The mother start crying and asking the Lord from above what have I done to derseve this .
Okumangaza kakhulu nentokazi Lena yakhala Kanye nonina