Lisenethini

Lisenethini Lisenethini yinkundla yezindaba zebhola lezinyawo ezibhalwa ngolimi lwebele.
(1)

UNabi akalufuni uvucu kwiChiefs, uchithe umgadli
04/09/2024

UNabi akalufuni uvucu kwiChiefs, uchithe umgadli

Sibongiseni GUMBI Umqeqeshi weKaizer Chiefs, uNasreddine Nabi, usebalule uhlobo lwabadlali afuna ukubaletha eqenjini lakhe.  UNabi uthi ugxile ekuheheni ithalente elisezingeni

Kuchazwa eyomjiva ogqokiswe uMokwena eMorocco
04/09/2024

Kuchazwa eyomjiva ogqokiswe uMokwena eMorocco

Sibongiseni GUMBI URulani Mokwena uphiwe isipho esikhethekile ngaphambi komdlalo weWydad Athletic ngoLwesibili ebusuku.  IWydad idlale umqhudelwano wendebe ongekho emthethweni obizwa

Umqeqeshi ‘usamlwela’ uGabuza amfuna njengemali
04/09/2024

Umqeqeshi ‘usamlwela’ uGabuza amfuna njengemali

Alfred NGUBANE USimo “Govuza” Dladla, ongumqeqeshi weDurban City FC, utshele iLisenethini ukuthi akalilahlile ithemba ngokusayina uThamisanqa Gabuza ongenalo iqembu njengamanje.

Inkakha yeDowns isola imenenja ngoThemba Zwane
04/09/2024

Inkakha yeDowns isola imenenja ngoThemba Zwane

Alfred NGUBANE UBennett Mnguni, oyinkakha yeMamelodi Sundowns usola  imenenja kaThemba Zwane ukuthi yehlulwe ngumsebenzi wayo.  Ngokwakhe, uZwane kumele ngabe udlala

UBroos ujatshuliswa wukuqophisana noTau ngeBafana
04/09/2024

UBroos ujatshuliswa wukuqophisana noTau ngeBafana

Sibongiseni GUMBI Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos ubona ukuphoxeka kukaPercy Tau ngokusiywa kwakhe eqenjini kuwuphawu oluhle.  UTau, oneminyaka engu-30, akafakwanga

Nabi: Ngeke sisuke ku-10 sinqobe izindebe
04/09/2024

Nabi: Ngeke sisuke ku-10 sinqobe izindebe

Sibongiseni GUMBI Umqeqeshi weKaizer Chiefs, uNasreddine Nabi, uthi iqembu lakhe lifake wonke umdlandla ekuziqeqesheni ngaphambi kwesizini entsha yeBetway Premiership. Isizini

Owaduma kwiBucs neDowns uvuke kwele-ABC Motsepe League
03/09/2024

Owaduma kwiBucs neDowns uvuke kwele-ABC Motsepe League

Intatheli yeLISENETHINI Umdlali wasemuva uSiyabonga Zulu usejoyine iqembu le-ABC Motsepe League eMpumalanga, iPhezulu FC.  Lo mdlali owake wadlalela i-Orlando Pirates

UMbatha uphawula ngokumataniswa nelase-England 👇
03/09/2024

UMbatha uphawula ngokumataniswa nelase-England 👇

Alfred NGUBANE Umdlali wasesiswini we-Orlando Pirates, uThalente Mbatha, usephawule ngamahlebezi amkhomba eqinjini eligijima kwi-English Championship, iCardiff City.  Imibiko iveza ukuthi

UVilakazi uchitha eyokucuthela umsebenzi kaCijimpi
03/09/2024

UVilakazi uchitha eyokucuthela umsebenzi kaCijimpi

Intatheli yeLISENETHINI Umqeqeshi wenkulisa yaMaZulu FC, uVusumuzi “Kanu” Vilakazi usekhulume ngamahlebezi okuthi ulethelwe ukuzothatha umsebeniz uPablo Franco Martin.  Ukufika kwakhe

Feutumba: Abaphathi beDowns abangabazi ngoMngqithi 👇
03/09/2024

Feutumba: Abaphathi beDowns abangabazi ngoMngqithi 👇

Alfred NGUBANE URoger “General” Feutumba, oyinkakha yeMamelodi Sundowns unxusa abalandeli baleli qembu ukuthi behlise amaphaphu ngomqeshi uManqoba Mngqithi. Le nkakha

UBasadien uyakujabulela ukuhalelwa yiChiefs
03/09/2024

UBasadien uyakujabulela ukuhalelwa yiChiefs

Intatheli yeLISENETHINI Umdlali wasemuva weStellenbosch FC, uFawaaz Basadien, usephendule ngentshisekelo ekhonjiswe yiKaizer Chiefs ngokumsayina.  Yize iChiefs yafaka isicelo ngaye, iStellenbosch

UTau uphendula eyokumataniswa noMokwena
03/09/2024

UTau uphendula eyokumataniswa noMokwena

Intatheli yeLISENETHINI Umgadli we-Al Ahly uPercy Tau usekhulume ngamahlebezi ammatanisa nokuya eMorocco ukuze ajoyine owayengumqeqeshi wakhe, uRulani Mokwena.  UTau, obe

IChiefs ohlelweni lokusiza iziboshwa zesifazane
02/09/2024

IChiefs ohlelweni lokusiza iziboshwa zesifazane

Intatheli yeLISENETHINI UMnyango wokuHlunyeleliswa kweZimilo uhlanganyele neKaizer Chiefs neFifa Foundation bazokwethula uhlelo olusha. Lolu hlelo, oluzogxila eziboshweni zabesifazane, luzoqala eJohannesburg

Ushonelwe ngunina umqeqeshi weCity
02/09/2024

Ushonelwe ngunina umqeqeshi weCity

Sibongiseni GUMBI ICape Town City isimemezele ukuthi umqeqeshi wayo, u-Eric Tinkler, usemanzini njengoba eshonelwe ngunina.  Udlule emhlabeni ngempelasonto. Ikilabhu iveze

Usihlalo welikaBilliat ‘uqole’ abesifazane imali
02/09/2024

Usihlalo welikaBilliat ‘uqole’ abesifazane imali

Intatheli yeLISENETHINI Umphrofethi Walter Magayana, ongusihlalo weYadah FC okudlala kuyo uKhama Billiat uhlazeke emphakathini kuleli ebizwa ngeqola.  Abesifazane abathathu baseZimbabwe

UJali neseluleko esibalulekile kuMatrose
02/09/2024

UJali neseluleko esibalulekile kuMatrose

Intatheli yeLISENETHINI Umdlali wasesiswini weChippa United u-Andile Jali useveze ukuthi uzoba ubhuti omdala kuzakwabo u-Azola Matrose.  Lo mdlali, oneminyaka engu-21,

Seligcwale umoya kumqeqeshi obethembise izulu nomhlaba
02/09/2024

Seligcwale umoya kumqeqeshi obethembise izulu nomhlaba

Intatheli yeLISENETHINI Sekuqhume idivosi phakathi kweBaroka FC nomqeqeshi uMorgan Mammila. Isimemezelo esisemthethweni kulindeleke ukuthi sikhishwe ngoMsombuluko.  Ngokubika kweSportsWire uMammila uhlangane

Mngqithi: Kuyishwa lokho, kodwa yiqiniso
01/09/2024

Mngqithi: Kuyishwa lokho, kodwa yiqiniso

Sibongiseni GUMBI UManqoba Mngqithi uthi akakazukutatazela yize zimnetha njengoba isizini ingaqalanga kahle kuye njengomqeqeshi omkhulu weMamelodi Sundowns. EzikaMngqithi ziwashiswe ijezi

Kuza kahle e-US kogajwe kwiBafana Bafana
01/09/2024

Kuza kahle e-US kogajwe kwiBafana Bafana

Intatheli yeLISENETHINI UBongokuhle Hlongwane ushaye amagoli amabili esiza iMinnesota United inqoba ngo 2-1 kwiSan Jose Earthquakes emdlalweni weMajor League Soccer

Ele-PSL lifuna u-R15 million kumdlali olihlambalazile
01/09/2024

Ele-PSL lifuna u-R15 million kumdlali olihlambalazile

Intatheli yeLISENETHINI IPolokwane City nomnikazi wayo, uJohnny Mogaladi, bamangalele umdlali webhola uMpho Makola ngo-R15 million.  Icala livela ngemuva kokuthi uMakola

Ubalekele ukwehliselwa iholo kwiRoyal AM
01/09/2024

Ubalekele ukwehliselwa iholo kwiRoyal AM

Intatheli yeLISENETHINI Sekunomunye umdlali oshiye iRoyal AM kanti kuvela izinsolo zokuthi ubehliselwa umholo, wenqaba.  Umdlali wasemuva uThato Lingwati kubikwa ukuthi

UMcCarthy uveza okubekelwe uMngqithi kwiDowns
01/09/2024

UMcCarthy uveza okubekelwe uMngqithi kwiDowns

Alfred NGUBANE UFabian McCarthy, owake wadlala kwiMamelodi Sundonws neKaizer Chiefs, uthi ingcindezi eningi ikuManqoba Mngqithi emdlalweni wangeSonto ntambama. ISundowns izogadulisana

UMokwena uphawula ngokuhlulwa kowokuqala kwiWydad
01/09/2024

UMokwena uphawula ngokuhlulwa kowokuqala kwiWydad

Sibongiseni GUMBI URulani Mokwena uqale kabi emdlalweni wakhe wokuqala njengomqeqeshi weWydad Athletic Club.  I-Wydad ihlulwe ngo 1-0 yiMAS de Fes,

URiveiro uchazwa abalandeli beBucs e-Orlando
01/09/2024

URiveiro uchazwa abalandeli beBucs e-Orlando

Sibongiseni GUMBI Umqeqeshi we-Orlando Pirates, uJose Riveiro, uveze ukujabula kwakhe ngabalandeli abebesee-Orlando Stadium ngoMgqibelo. Uthi basize iqembu lakhe lishaye iCape

UMothwa ubona ithuba lokudla ijezi kwiBafana
01/09/2024

UMothwa ubona ithuba lokudla ijezi kwiBafana

Alfred NGUBANE UVeli Mothwa, ongunozinti wokuqina waMaZulu FC, ubona ukungabi khona kukakaputeni weBafana Bafana uRonwen Williams kuyithuba elihle kuyo. Ekhuluma

UKhama Billiat nembuyiselo enkulu ebholeni laseZim
01/09/2024

UKhama Billiat nembuyiselo enkulu ebholeni laseZim

Intatheli yeLISENETHINI Ukudayiswa kwejezi likaKhama Billiat kwephule amarekhodi eZimbabwe, njengoba kwenzele iYadah FC u-R2.1 million.  Le mali eyisimanga neqophe umlando

01/09/2024
IPirates isemnyango wokuqopha umlando ngeMTN8
31/08/2024

IPirates isemnyango wokuqopha umlando ngeMTN8

Sibongiseni GUMBI I-Orlando Pirates isisondele ekuqopheni umlando nasekuvikeleni isicoco sayo seMTN8 amahlandla amathathu kulandelana.  Leli qembu laseSoweto likwazile ukungena kowamanqamu

URayners uphawula ngecala lakhe ‘lokumuhluza’ umlandeli
31/08/2024

URayners uphawula ngecala lakhe ‘lokumuhluza’ umlandeli

Sibongiseni GUMBI Umdlali omusha weMamelodi Sundowns, u-Iqraam Rayners, usephumele obala ngezinsolo zokushaya abhekene nazo.  Isishoshovu sezenhlalakahle u-Eon Hendrikse waseStellenbosch usole

Ngabe iChiefs ike yazibika kuTau? Uyaziphendulela
31/08/2024

Ngabe iChiefs ike yazibika kuTau? Uyaziphendulela

Intatheli yeLISENETHINI UPercy Tau, odlala kwi-Al Ahly e-Egypt nakwiBafana Bafana, uphikile ukuthi uke wacelwa yiKaizer Chiefs noma iMamelodi Sundowns azodlala

Address

Durban
4000

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Lisenethini posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Lisenethini:

Videos

Share

Category



You may also like