25/11/2019
Umamkhize okhulisa abantwana ababili oyedwa owakhe oyedwa owendoda akasehlala nayo emveni kokuba axoshwe ngubaba wengane yakhe. Embambe nayo lendoda asehlala nayo abayibiza ukhumalo. Ukhumalo washonelwa umfazi sebenengane elingana nekamamkhize. Yize ukhumalo engayithandi ingane kamamkhize ngoba ihlakaniphe ukundlula eyskhe kodwa umamkhize ubathanda bobabili abantwana. Ukhumalo wagcine eqonywa intombi eyi thola otshwaleni wamthelela ngengcolazi, naye wayindlilisela kumamkhize. Ay phela umamkhize wayenano shukela yavele yamdabulisa amafu ingcolazi washiya umtanakhe emhlabeni. Noma u Langa ingane kamamkhize engasenabo abazali akalilahlanga I themba ngomcintiswano we math owawungenelwe izikolwe ezahlukene. Wagcine engena khaya Ulanga. Wazinikela ezidakamizeni wasiyeka isikolwe emvako nyaka owodwa. Omunye wezi Street kinds ayesehlala nazo Ulanga yantshontsha iskhwama somfundi konke nezincwadi. Ngapha ukhumalo usehlala nalentombi eyamfakela ukufa umuzi wakhe usaphenduka ispoti ingane yakhe isihlukunyezwa ilentombi asehlala nayo ukhumalo. Ulanga wathola incwadi ye math phakath kanti wayesezwile ukuth I competitions ye math ikhona nakulonyaka
Theme ye story esizophuma next year February. This is an introduction.
I will keep on updating every single week