AMABAL'ENGWE news

AMABAL'ENGWE news The only news organisation that destributes accurate info around the planet.

12/10/2023

ISIKHUNGO SEMFUNDO EPHAKEME I-WITS ITHI AYIMAZI UMLISA ONGU DOKOTELA WOMGUNYATHI NOSEDUME NGELIKA DR MATTEWS- LANI EZINKUNDLENI ZOKUHLUMANA

09/09/2023

SEKUPHINDE KWAHLWA FUTHI ESIZWENI SAMAZULU NJENGOBA SEKUDLULE UNDUNANKULU U- PRINCE MANGOSUTHU BUTHELEZI NAMUHLANJE EKUSENI

23/08/2023

SEKUNEMBIKO ETHI KUDUTSHULWE IKHANSELA LE NFP KWANONGOMA

22/08/2023

UPUTIN UTHE UZOWETHAMELA NGOHLELO LWE-VIRTUAL UMHLANGONO OHLANGANISE AMAZWE AMAHLANU NOWAZIWA NGE BRICS

23/07/2022

Sekuphinde kwabulawa ababili esigamekweni sokudubula esenzeke endaweni yokuphuzela eGarankuwa.

13/07/2022

Umphathi weTarveni Enyobeni useboshiwe kanye nabasebenzi ababili ecaleni lokufa kwentsha engama-22 kulelishibhi.

13/07/2022

Advocate Malisela Thefo usenqume ukuhoxa ukumela abasolwa abane (4) kwelika Meyiwa.

29/04/2022

KUBOSHWE KWADEDELWA UMMELI KWELIKA MEYIWA

06/03/2022
19/01/2022

Ezinye zezinkampani ezikhiqiza utshwala zithembisa ukushoda kokukhiqizwa
Lokhu kuza njengoba kumiswe ukusebenza kwenye yezinkampani eyenza amabhodlela eGoli. Lemboni ithembise ushoda kokukhiqhizwa ko obuthile cishe iminyaka elinganiselwa kwemihlanu kulandela ukushoda kweziqukathi (amabhodlela). Lemboni ugqugquzele ukuba abantu baqiniseke ukugcina amabhodlela uma beqeda ukuwasebenzisa.

02/07/2021

AMAHLEBEZI KWESOKUPHATHA IZWE KU-ANGIE MOTSHEGA

01/07/2021

BABHODLE UMLILO BEVIKELA U-ZUMA

Zishaye ujenga kuqhuma inganono izimoto ebezibheke eNkandla ukuyoseka uNxamalala njengoba ezulelwa ngamanqe. Lokhu kulandela imibiko ephume ekuqaleni kwesonto enkantolo enkulu ekhiphe isinqumo sokuthi lo oke waba ngu mongameli wezwe lase Ningizimu Africa uJacob Zuma akhalelwe ngamasongo kasigonyela njengoba anqaba ukuvela ngaphi kwekhomishana eholwa isekela lelajaji elikhulu uZondo.

26/05/2021

UZUMA UYAWAPHIKA AMACALA ABEKWE WONA NEMKAMPANI YEZIKHALI EZINZE PHESHEYA

24/05/2021

INTULULWANE YEZINHLMVU KUSHAWA IMENENJA
Ithelwe ngoyaba lwezinhlamvu imenenja enkampanini yakaRBM ezinze eRichardsbay. Lemenenja omsebenzi wayo ukuqiniseka imishini yenkampani isesesimeni yini ibilibangise emsebenzini namuhla ekuseni ngezithuba zo-7am ngesikhathi izethela kubabula abayidubule yashonela endaweni yesigameko.

24/05/2021

Zisukumele phezulu izikukhulu zika hulumeni emva kokuvela kodaba lomndeni onamalungu ayishumi nesikhombisa aphila endlini yesakhiwo sikakhuhumeni (i-RDP) wonke njengoba kungasebenzi ngisho oyedwa kulelikhaya elise nyakatho neKwaZulu-Natal.

19/05/2021

IBAMBENE NGEZIHLUTHU EZWENI I-PILESTINE NEGAZA

30/03/2021

Kulindeleke ukuba umongameli wezwe lakuleli umnumzane Cyril Ramaphosa ethule inkulumo ayibhekise esizwe namuhla kusihlwa.

12/03/2021

Umnikazi wezimali ezishiwe(Billioniar) ophinde abe umengameli weqembu iMamelilodi Sundowns useqokwe ngokuse mthethweni kweso kungamela iCAF.

12/03/2021

Ezingenayo inkosi yamaZulu isilo uKing Zwelithini webuzile namuhla ekuseni.
-wena-wendlovu.

10/03/2021

Inkampani ehlinzeka ngogesi eNingizimu Afrika iEskom isikhiphe isitatimende sokubuya kokucinywa kuka gesi esigabeni sesibili kusuka namuhla kusihlwa.

24/02/2021

Osukwini lwayizolo lishone nezindaba ezimbi zokudlula emhlabeni komculi kamasikanda uSiphuzo sabantwana obesezakhele igama. Kwezinye zezingoma zakhe kukhona nethi iGwava Juice lomculi ushone emva kwesikhashana nje ebike enkundleni yokuxhumana iFacebook ebika ukubambeka ecela nemikhuleko kubalandeli.

22/02/2021

Izothi ukunyuka intengo kawoyela wezimoto kulenyanga ezayo njengoba nemigwaqo ekhokhelwayo izothi thasi nayo.

09/01/2021

Kuthungathwa ogwaze wabulala umfundi waseDUT endaweni yokuhlala abafundi ophikweni oluse eThekwini.

01/01/2021

Sanibonani
Siyithimba Amabalengwe sithi sinifisela isqalo esihle kunyaka ka2021 konke enikufisayo nenikusophile kube impumelelo.

29/12/2020

Umengameli wezwe laseNgizimu Africa ulikhuphulele esigabeni sesithathu izwe ngokubuka ukukhuphuka kwezibalo zabahaqeka ngegciwane leCivid-19 ehlandleni lesibili lalesifo.

13/12/2020

Sekuphinde kwagadla futhi ukufa kwi Sundowns kushona uMadisha engozini yemoto.

09/11/2020

Baphinde bayiguqisa ngo 2-0 iChiefs emudlalweni we MTN8 izolo.

Address

R614
Upper Tongaat

Telephone

+27761064804

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when AMABAL'ENGWE news posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to AMABAL'ENGWE news:

Share

Category


Other Upper Tongaat media companies

Show All