01/10/2018
Ngokukhulu ukuzithoba ngithi iqupha emoyeni kuwena ofunda lokhu ngoba kusho ukuthi usifakile isandla kule brand "Merel" ngyabonga kwande la uthathe khona.
Ngibonge uMvelinqangi nedlozi ngokungipha lelithalente lokuba umbhali.Ngibonge nakwiNtokazi engzalayo ngokukholelwa kmina ngyabonga Oledi.
Ngibonge kwi Head Music for the opportunity yokukhulisa lebrand,bekukade kuyisifiso nephupho lam ukusebenza nale team enginayo, ngibonge kumdidiyeli umcindezeli weynkinobho umhleli no producer wale project Kay Masta ngaphandle kwakho ayikho leproject Saluted Makwande la uthathe khona.
Ngibonge nakwiManagement yam Mr Bolton kunje ingenxa yakho yokukholelwa kumina nokubona kmina engingakboni ngyabonga ngenhlonipho bafo.
Ngibonge kwiGoddz onkulunkulu bengqephu inina enenza ngihlezi ngibukeka ngimuhle phamb kwama fans ami nidlale indima enkulu kuyo leproject Smiso Mphafi and Nkonzo Goba, isuka kude lento niyaz mahumusha ami.
Dankie Skuva Maguluva, ngyabonga Duncan ngokfaka isandla soljah lam that track "Back then" is 1 of my mom's favorite Merel Tracks, ngyabonga mfoka Mbambo.dankie Trey soljah lam umnkenenezo ngigcwele.Dankie Sqephu yizo Mapeula Mkhov omenhla uyaz nawe soljah lam umfutho wakho uyangphilisa.Bhuda yam Vusi Mbatha the poet president u more than a poet kumina kuningi ongbonise kona ngibhala leproject ngyabonga soljah kwande la uthathe khona.
Ngyabonga to my day one family:
Qibi, Bhera, Phakeh, Mondli Wendlebe, SteveBhoza yamaroto, West, Dtox, Dj Swing, Nanda Boy, Baq page,
Thanks to all rappers and producers esilwela nabo lolusiko lweHip Hop daily.
Ngibonge kumasosha aseHomeline besingalali sonke kubhalwa ngyakholelwa kunina ngyabonga masoja iqupha emoyeni.
Ngibonge namaFanz aMerel Mlisa Weygigaba
Ngibonge nakulaba abakholelwayo kmina engingakabazi.Saluted Iqupha emoyeni
Batshele.