USIBA Magazine

USIBA Magazine Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from USIBA Magazine, Magazine, Jolivet location, Umzinto.

SANIBONANI SIBONGE UKUBUYANamhlanje sikhuluma ngensizwa ensizweni .Odume ngokudlali endimene yezokusakaza uMlondi Jwara ...
24/09/2020

SANIBONANI SIBONGE UKUBUYA

Namhlanje sikhuluma ngensizwa ensizweni .Odume ngokudlali endimene yezokusakaza uMlondi Jwara ,ophuma endaweni encanyana yaseSouth Coast .

UMlondi manje usebenza e Jolivet KZN FM,ekuwusakazo ohamba phambili.
UMlondi uke wasebenza Ku Khozi lapho wayesebenza nethimba le Teenzone.
Udume kakhulu ngephimbo lakhe lokusakaza

UMlondi (26) ukhulele khona eJolivet wafunda wagogada eMpunga Secondary .
Emabangeni akhe aphezulu ubedume kakhulu ngoku Rapper nakho esikubala kumathalente akhe.

Umasikhuluma ngama Award sithinta UMlondi uqhobo .
Usetholwe umuhlungwa(nominated) iminyaka emibili ilandela kuma LYD awards
Ama LYD iyona ama award entsha ahamba phambili.

Kulonyaka UMlondi uhlungwe njengo mpetha kwezokusakaza(best radio presenter).
UMlondi ungiwesilisa ongalilahli ithemba futhi oqhubekela phambili.

USIBA Magazine lufisela UMlondi Jwara impumelelo




Your Publisher: Lizzy Muzzle Zungu
Editor: Lihle Prunella D

Photographs : Sent photos

NAMHLANJE sikhuluma ngentokazi enhle futhi enengqondo ,lentokazi isebenzi lento ethandwa kakhulu(trending) yayenza I bhi...
22/07/2020

NAMHLANJE sikhuluma ngentokazi enhle futhi enengqondo ,lentokazi isebenzi lento ethandwa kakhulu(trending) yayenza I bhizinisi(Business)
Bowazi ukuthi ukuthengisa inwele(Weaves) kungenza imali??

UNompumelelo Gaga ungumdayisi wezinwele(weaves) futhi owenza enhle imali.
UGaga(26) ozinze eMpangeni ngokokuhlala osenebhizinisi(Business) lakhe elibizwa nge GAGA GlAMS.
Ibhizinisi lakhe ulisabalalisa endaweni ezingi ezehlukene.

Lentokozi iqale ngokuzithanda yona yabese ibona ukuthi ayidlulisele nakwabanye .Kuleli bhizinisi uqalale ngawo lonyaka kodwa ukhona umehluko.
UGaga ungumunye wesifazane obukeka kahle futhi ozithandayo

UGaga akamile LA nge GAGA GlAMS ufuna idlondlobale yazi umhlaba wonke ,I GAGA GlAMS ingilifa lomntwana wakhe.
Lentokazi iyazazi izinto ,ngoba nakhu phela amakhasimende ajabulile ngendle izinwele (weaves) siseqopheleni eliphezulu(Quality) .

Imbila yaswela umsila ngokuyalezel !!!!!
Ungasali ngemputha

I GAGA GlAMS ungayithola enkundleni sokuxumana

Facebook: Gaga Glams

Instagram:GAGAGLAMS

Namhlanje sikhuluma ngomlisa owaziwa iNingizimu_Africa yonke ,akaziwa ngethalente elilodwa waziwa ngamathalente amaningi...
12/07/2020

Namhlanje sikhuluma ngomlisa owaziwa iNingizimu_Africa yonke ,akaziwa ngethalente elilodwa waziwa ngamathalente amaningi.Kulamathalente sibala ezomculo(Music), ukudansa(Dancer) kanye nokufundisa ukudansa(choreography).

Sikhuluma ngo Gift Mbanjwa owaziwa ngeli ka Gift DaPerfomer .
UGift DaPerfomer ukhulele endaweni yase Mlazi kaH emkhuliswa ngonina kuphela .
UGift DaPerfomer(25)umathalente amaningi ngempela ubuye abe ngomnandisi kumabonakude(TV presenter).

Lomlisa waziwa kakhulu iNingizimu_Afrika waqala ukubhala izingoma ngonyaka ka 2013 kodwa wayengakalitholi ithuba loku lokuwukhipha umculo wakhe.Ngaleso sikhathi wayesabheke kakhulu ukudansa.

Kuyoyona leyomnyaka ,ngomdanso wasebenzisana nenqhunqhulu kulokhakha kachitha isizungu(entertainment industry) sibala u Dj Tira ,uDladla Mshunqisi ,Tipcee ,Dj Happy Girl kanye no Professor.

Uthe uma ebona ukuthi kuhamba kahle waqubeka nomculo wakhe nawo osumubeke kwelikhulu iqophelo .
UGift DaPerfomer akagcinanga lapho uhambile wayo nikela ngesikhathi sakhe ukusiza abafundi batikula entsheni(Matrix) e Lamontvile High School kanye nama Primary ase Durban East

Ungamlandela Ku:

Facebook: Gift DaPerfomer
Instagram: Gift DaPerfomer
Twitter: Gift DaPerfomer

11/07/2020

Saniboni soxolisa kakhulu ngokuthula ๐Ÿ˜ข๐Ÿ˜Š
Kusasa wait for big story from USIBA magazine

27/06/2020

SANIBONANI NGIYAXOLISA NGOKUNGABHALI ,BENGINENKINGA NE Network but from Tomorrow we will start publishing

Ngyabonga kakhulu๐Ÿ’™โค

UQALE ngokuzithathela I selfies nyakenye u Mandisa Luthuli ongunobuhle ,uzimise kakhulu ngalomkhakha.UMandisa(17) waseSk...
14/06/2020

UQALE ngokuzithathela I selfies nyakenye u Mandisa Luthuli ongunobuhle ,uzimise kakhulu ngalomkhakha.

UMandisa(17) waseSkhawini enhla neKwaZulu Natal uthi into ayithanda kakhulu ngokumodela ukuthi ufunda ukuzithemba asusenamahloni

Uqhube ngokutusa unina njengo muntu wesifazane ongugqugquzeli kuye.
Uthi unini akazange aphikisane neze nesinqumo sakhe kunalokho uyamkhuthaza ukuba aqhubekele phambili.

Ngaphandle kokumodela UMandisa ungumfundi ka Grade 11 eMdlamfe high school .
UMandisa esikoleni ukhonze kakhulu umculo.

Ukukhangisela izinkampani ezinkulu ezifana no Nike kanye ne Puma ukuchaze nje sifiso ezizofezeka nje eminyakeni ezayo

Ungamlandela
Facebook: pretty Luthuli

Izithombe: zithunyelwe
Mbhali:Lizzy


UMBALI ungumunye banethalente ,uthi ayikho into emuthokozisa njengo msebenzi wakhe.UMbali (31) ongumculi, umdansi kanye ...
10/06/2020

UMBALI ungumunye banethalente ,uthi ayikho into emuthokozisa njengo msebenzi wakhe.
UMbali (31) ongumculi, umdansi kanye nomlingisi odabuka oSindisweni e Verulam KwaZulu Natal.

UMbali uthi ithalente lakhe ilona elibeka ukudla etafuleni.Ingalelo lakhe alingatshazwa ngoba useke wasebenza nezingwazi sibala uDr Mbongeni Ngema ,uDuma Ndlovu kanye noMcendisi Mahlangu

UMbali uthi ngaphandla kwalaba aseke wasebenza naba angathanda ukusebenza no Dr Rebecca Malope

UMbali seke walingisa ezindaweni ezahlukene sibala How long the musical kanye ne Music on the air.Kuma Theatre UMbali usehlomule kakhulu.
UMbali uthe ubukela kakhulu kuKelly Khuluma ongumculi we Afro pop

UMbali uthe usezobanesikole sakhe sokufundisa ukudansa kuzobe kwenziwa nama aerobics ,uthi ucabanga ukuthi lokho kungenza umehluko emphakathini.

Ezinkundleni Zokunxumana
Facebook: mbali ngidy
Instagram:

Izithombe: zithunyelwe
Publisher :Thembalihle

๐Ÿ˜Š
09/06/2020

๐Ÿ˜Š

08/06/2020

GOOD Morning ,Niyaphila?Siyabonga kakhulu I page likhula and siyabathol bafuna ukubhalwa.Your support๐Ÿ˜ข๐Ÿ˜๐Ÿ˜ŠSiyabonga

04/06/2020

MORNING Guys le magazine isebenza lakufacebook naku Instagram if kune muntu omaziyo ofisa ukuba Ku magazine ,Tell him /her To WhatsApp us sizofika kuyena

Love you guys and your support thank you so much๐Ÿ˜๐Ÿ˜Š๐Ÿ˜

Yours sincerely
USiba Magazine

Namhlanje sithola ukwazi u Symphony Soul USymphony Soul odabuka eSikhawini kodwa osezinze  eMpangeni,igama lakhe langemp...
03/06/2020

Namhlanje sithola ukwazi u Symphony Soul

USymphony Soul odabuka eSikhawini kodwa osezinze eMpangeni,igama lakhe langempela u Simphiwe Mkhize .U Symphony umngumculi,uthi abantu balinde I EP (Extended playlist) yakhe ngamehlo abomvu .Uthi le EP izophuma maduze.

Ngaphambili u Symphony Soul ingoma eshise izikhotha esihloko esithi Sthandwa sami eyaphuma ngoEphreli nyakenye,lengoma yenze kahle kakhulu emsakazweni eyehlukene kanye nasezitolo ezithengisa umculo kwi _internet

U Symphony Soul uthe angathanda ukusebenzisana no Simphiwe Dana,Ami Faku,Zakwe,Emtee kanye no Zonke

Ngaphandle komculo u Symphony Soul usezinhlelweni zokugxila kumabhizinisi ,njengo edalule ukuthi baphezu kwezinhlelo zebhizinisi nomndeni wakhe akaze asichazele kabanzi ngemnhlobo yebhizinisi

Ungamlandela u Symphony Soul
on Twitter
_ssoul on IG
@ Symphony_sa on Facebook

Journalist: Nosisa Bhengu
Photographer:Mxolisi Cele
Publisher: Lihle Dlamini


Address

Jolivet Location
Umzinto
4200

Telephone

+27780725524

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when USIBA Magazine posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category


Other Umzinto media companies

Show All