Siyakuthatha siyakubeka On Nguna 89.0 FM 12pm to 3pm

Siyakuthatha siyakubeka On Nguna 89.0 FM 12pm to 3pm Weekdays (Mon-Fri) 12pm - 3pm,
Its a midday drive show presented by Nono Khumalo on Nguna FM 89.0

Weekdays (Mon-Fri) 12pm - 3pm,
Its a midday drive show presented by Mondli "The General" Cele and Nono Khumalo on Nguna FM 89.0

16/10/2015

callme

12/10/2015

Sechaba-thapelo. Debra -thapelo

12/10/2015

Ngama butho ami athi lapho esina ashaye uhele, onke avunule ngamavokolo amhlophe kanye nama shoba amhlophe. Lamabutho ayagiya imini nobusuku awaphumuli

05/10/2015

Ngezinsizwa zami ezifake izigqoko zesiliva kuthi kungaqhamuka inkosi yazo zizikhumule izigqoko

30/09/2015

Kholeka-bawo ngingu mntwana wakho .madodana aseweseli- bowo ngingu mntwana wakho.

30/09/2015

Ngomuntu oma ngoba esuthi ,nxa elambile ulala phansi.

28/09/2015

Thabile myeni-ungu jehova......sgwili- ungu jehova

28/09/2015

Ngomakoti wami okuthi lapho engena emzini afake ezimhlophe, bese efika esina athi uma eqeda aphelele emehlweni

25/09/2015

ka mnandi

24/09/2015

Judith sephuma-surely 2.thobekile-surely

24/09/2015

Nakhu boleka into yomuntu nma ingubo nma moto wazi kahle kuth yayithandaaa lento kwenzeke iphutha ivele idabuke noma ishe. Noma moto huzuke.....wenzenjani makunje

23/09/2015

1. Hlengiwe mhlaba-zonke izono 2sihlahla senyoni- zonke izono

23/09/2015

Imaphi lamagama amibili kodwa ana thousands ezincwadi phakathi

22/09/2015

Yahamba endleleni noma e town hlangana no muntu ofanayo no muntu wakini noma nesihlobo sakho .. . 1. Yamumisa umubuze kuthi uzalwa ka bani. 2 qubeka nendlela yakho ungamunaki. 3.noma yamumisa nje umutshel kuth waze wafanana no sbani bani. # kuthiwani makunje

22/09/2015

1. Thobekile-shwele baba 2. Solly mahlangu- masubulele ku jesu

21/09/2015

Poor people have it. Rich people need it.if you eat it you die. What is it? Abahluphekayo banayo. Aba rich bayidinga. Mawuyidla uyafa. Yn leyo?

21/09/2015

(khetheyakho) ncandweni-bhekani ezulwini hlengiwe mhlaba-bhekani

21/09/2015

Drivela ka mnandi(lapho usitshela igama la drive oku drivela ka mnandi nezinto ezinhle azenzayo)

31/08/2015

Give us igama lakho nendawo osilalele kuyo! Thina sokubiza emoyeni!!

31/08/2015

Mxolisi Mbethe - You deserve the praise

Israel Mosehla - Worthy to be praise

31/08/2015

Although glory but not at my best. Power will fall to me finally, when the man made me is dead. What am I?

Udumo enginalo aluzi ngawami amandla. Amandla azoba ngawami ngelinye ilanga, uma indoda eyangenza isishonile. Ngabe ini le?

28/08/2015

Yini le eyathi mayenzeka yakwenza waba namahloni or waswela umgodi wokucasha?

Share with us leso simo!!! Ezinye zalezi namanje sisazihleka Uma sizikhumbula!

28/08/2015

Hlengiwe Mhlaba - Bhekani Ezulwini

Ncandweni Christ Ambassadors - Bhekani

28/08/2015

.Joe bought a bag of oranges on Monday, and ate a third of them. On Tuesday he ate half of the remaining oranges. On Wednesday he looked in the bag to find he only had two oranges left. How many oranges were originally in the bag?

Joe thenge isikhwama esinama-orintshi Ngo Msombuluko, wadla ikota lawo(ubuthathu benani lawo). NgoLwesibili wadla uhafu walawa asele. Ngolwesithathu wabheka wabona sekusele amabili esikhwameni. Mangaki ama orintshi ayeseskhwani ngenkathi ewathenga?

27/08/2015

Indlela esiphatha ngayo abantu abaphila nokukhubazeka engagculisayo?

27/08/2015

Betusile Mcinga - Isibani Sam

Deborah Fraser, Phuzekhemisi & Thokozani Langa - Ngomthandazo

27/08/2015

If umuntu osondeleni naye kungaba isihlobo, umngani or umuntu oshade naye ethi wena khona into embi oyenzile or ekholwa abantu mabethi uyenzile, ekubeni ungayenzanga!! Wenzenjani?

Ngabe sekukphela kokusihlanganisile
Phatheka kabi n try ukumbonisa awuyenzanga
Yeka kanjalo yoze azibonele yena ukuthi awuyenzenga

26/08/2015

Send us igama lakho nendawo osilalele kuyo, sokubiza emoyeni!!!

26/08/2015

Uma umuntu kunenkonzo alelekelela ngayo enkonzweni, ngabe lokhu sekumenza ncono yini kunabanye?

Njengokuthi elokhu eqhosha aphinde abukele phansi amanye amalungu ebandla?

Uthini umbono wakho ngalokhu?

26/08/2015

Sfiso Ncwane - Jehovah Ebenezer

Sipho Makhabane - Ebenezer

26/08/2015

Ini le enezimbobo eziningi kepha iyakwazi ukubamba amanzi?

25/08/2015

Ngabe basekhona yini abalimelayo iqiniso?

Sibheka ngoba ziyanda izigameko ezithusayo ezibikwayo

25/08/2015

Thobekile Mkhwanazi - Shwele Baba

Solly Mahlangu - Masibulele ku Jesu

25/08/2015

Uma uthatha decision ngento ethile or uthathele phezulu into, bese ubona emva kweskhathi ukuthi bu wrong!! Wenzenjani?

Shaya sengathi kwenzekanga lutho uzibe
Yaxolisa vume phutha
Wenza ama excuses ukuzithathelela

Address

MKABAYI Street
Ulundi
3838

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Siyakuthatha siyakubeka On Nguna 89.0 FM 12pm to 3pm posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category


Other Radio Stations in Ulundi

Show All