14/09/2022
Inkosi Yamagcokama Inkosi Yamagcokama SA.Inkosi Yamagcokama SA. Ft MusiholiQ
Usizi Lyrics
INTRO
Ngise Goli emafulethini
Ay eHhostelaaa, Ngith ngzozam' Impilo
Aw eGoli emafulethini
Ay eHhostela mama, Ay'hlangan' Impilo
CHORUS(Inkosi yamagcokama)
Usiziii bazali bami, Shumi leminyaka ng'hambile ekhaya
Usiziii bazali bami, Shumi leminyaka ng'hambile ekhaya
Usiziii aw'ngabantabami, Shumi leminyaka ng'hambile ekhaya
Sawbona mngan'wami kudala sagcinana
Usuhlalaphi ekade ngzama ngaph' impilo
Sawbona mngan'wami kudala sagcinana
Usuhlalaphi kant uyzama ngaph' impilo
Verse1 (Inkosi yamagcokama)
Seng'hambe kwaphel iminyaka
Ngibuy abantwan' bekhul' bengak'
Malo kanti yin le bal'leke kangak
Ngoba seng'zame kangak
Ngingqonqozile yonke iminyango
Ngamaketha wonk' Amafemu
Ngafesa wonke amageti abhalwe no job
Yey ng'zamile ng'hlulekile
Ngale ng'phunyukil'
Impilo ising'shukil mama
Ngike ng'cabang' uk'thath' isbhamu
Ng'hambe ng'yokhomba
Ng'yalesab' ijele mamaaa
CHORUS(Inkosi yamagcokama)
Usiziii bazali bami, Shumi leminyaka ng'hambile ekhaya
Usiziii bazali bami, Shumi leminyaka ng'hambile ekhaya
Usiziii aw'ngabantabami, Shumi leminyaka ng'hambile ekhaya
Sawbona mngan'wami kudala sagcinana
Usuhlalaphi ekade ngezama ngaph' impilo
Sawbona mngan'wami kudala sagcinana
(Iya hhoo)Usuhlalaphi kanti uyzama ngaph' impilo
VERSE2(MusiholiQ)
Yebo wemnganami
Ngitholile I message
Ng'yazi ngagcina ngiw'tholil umsebenzi
Ng'yazi wang'gcina ngifeyilile I License
Manje sengay'phasa ngingibel' iBM
Baning' abang'shayelizandla
Kodwa mina ng'shawa luvaloo
Ngoba mang'buyel'ekhaya
Maybe ng'yothol' ikhubaloo
Ay mina ng'yasaba
Ngob owasekhay' umlandoo
Wawungenak'sasa
Bathi sofa s'ngenaluthoo
Abathakath'baningi kodwa bafela ngaphakath
Ang'phiki
So yebo wemnganami ng'yazi k'dala sagcinana
Seng'hlala ngaph'eKapa ngizam ngaph impilo
Yebo wemnganami ng'yazi k'dala sagcinana
Seng'hlala ngaph'eKapa ngizam ngaph impilo kodwa...