Mazwi DaPoet OfGod

Mazwi DaPoet OfGod Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Mazwi DaPoet OfGod, Tongaat Village.

06/10/2024

Siyathuthuka 97.6 FM were live on the second hour of the show please tune with us link ??https://shaincast.caster.fm:16429/listen.mp3?authnf1c602a736beebdbf36a43ec6931d2d9

Tune with us sidingide nantu udaba Luka anonymous

Calls : 078 126 9558
WhatsApp : 069 574 9909

Sawbona msakazi ngicela ungifihle...I'm writing this masage ngicela usizo. Nginenkinga enkulu ngishadile nginayo 28years ngingoweaifazane nga faker I pregnancy ....indaba ikanje emshadweni it's been 3yrs manje ngingatholi abantwana kodwa sobabili nomlingani wami sinabo esabathola ngaphandle komshado inkinga isemshadweni mekumele siyithole akwenzeki and sobabili siyamfuna umntwana kakhulu umyeni wami .manje ngagcina ngathenge i pregnancy test ngaavele yathi positive ai wakhombisa u guy wajabula...kwathi after 1 month wa decide ukth angiyiqala ukuhlolwa clinic ukuze nginakekele umntwana esasesiswini mefika e clinic ngi check pt yathi negative kanjan kwavele kanzima kakhulu manje ngoba nami ngiyamazi iqiniso kunzima ukumsthena samba ngampela sayakwi scan still ingani ayikho.manje kwaba ukthi le ndaba ngizoyigcina kumina kphela sengiyasaba ukutshela umnyeni wami lezindaba and it's been a long time lento ingidla ngaphakathi umyeni wami akayazi ukth izoba nengani kant lutho. Nanokuthi akahlali ekhaya due to umsebenzi ukude so noma efikile aka notice lutho cz vele mina ngimkhulu ngomzimba and inyanga seziyahamba u 7months manje ngokwaz kwethu..cela ningilamulele plz ukth ngenze njani myb your solutions will be better ngiyabonga

Obhalile u anonymous

06/10/2024

We're live on radio ryt now please tune in kuhlelo "Sunday Classical Bliss" Kuyi Sunday 6th October 2024

Ufisa ukuthi Happy Sunday ubani today?

Call us live : 078 126 9558
WhatsApp : 069 574 9909

05/10/2024

Afternoon Cruise with Mazwi Mvelase 16:00 to 18:00

Sixoxele wake wabhekana ngokuba nomntwana ongamzali wabhekana kanjani nalokho

Sibhalelwe ngu Anonymous isitory nasi ngezanzi πŸ‘‡πŸ‘‡πŸ‘‡

Sawubona Msakazi

Ngicela ungifihle ngingafeli nangobhozo nginenkinga la ok ke isi story Sam sikanje ngina 24 years last year ngahlangana nomfana sathandana inkinga bezikhona futhi ziningi kwangakokuth ngagcina sengikhulelwe kuloluthando lwethu umfana wayondla Ingane for 5 months nangekath isesiswin ubewafaka leyomali kuthe ukusuka afune I DNA angixine kambi ngize ngivume ayike sishone ka clicks e gallery siyoyenza ibuye I DNA report isendelwe yena yedwa via email then angithumelele ithi Ingane akusiyona eyakhe ayi bafaz ngazi Kahle ukuth eyakhe naye athi kanjan ngoba ngyazi eyam lengane ngith mina Pho why wenze I DNA ube wazi futh uyibona ukuth eyakho zange aphendule.

Kuthe ukusuka wangasayondla wathi ayi ngivumelana ne DNA ngath how cause Wena you said uyayibona Ingane awuzi ichaza ukuthin le DNA athi umfana eyi wesisi kwashelela ulimi .

Ngithe ngisuka msakazi ngaphuthu enkantolo manje ngo September I DNA ngangiyenze ngo March ayi mangifika enkantolo ngizwe intombazane ikhuluma I story esifana nesami.

Ngisondele kuyena usisi ngithi yini athi ngenza I DNA e clicks e gallery ama results athi akusiyena ubaba wengane Kodwa mina nginesiqiniseko sokuthi uyena ngoba kaze hlangane nomunye umuntu.

Ngicele usisi aveze imiphumela maye bawo iyafana iphumela kuhleke nje ukuth kumina u 15 included and 8 excluded kuyena u 14 including u 9 excluded ayi msakazi.

I conclusion yakhona iyafana ngithe Mase ngiyibukisisa nale DNA ine instruction ethi ayisebenzi as an evidence enkantolo cause ayiwa meet ama legal requirements.

Into inkanje msakazi Uma kukhona onalenkinga naye sicela aphumele obala ongakwaz ukusisiza owabhekana nayo sicela naye avele sicela usizo lwenu

Ngyabonga..

05/10/2024

Siyathuthuka 97.6 FM afternoon Cruise with Mazwi Mvelase 16:00 to 18:00

Coment on the mix today uyinika bani 10/10??

30/09/2024

πŸ”₯πŸ”₯πŸ”₯

30/09/2024

What a performance @ Verulam Library Book Lonch

30/09/2024

Verulam library Book Lonch Performance πŸ”₯πŸ”₯πŸ’―

30/09/2024

πŸ”₯πŸ”₯πŸ”₯πŸ”₯πŸ”₯πŸ’―πŸ™Œ

04/09/2024
19/08/2024

Watch, follow, and discover more trending content.

Poet behind the mic Siyathuthuka 97.6 FM πŸ€πŸ™πŸΌ
18/08/2024

Poet behind the mic Siyathuthuka 97.6 FM πŸ€πŸ™πŸΌ

13/08/2024

Smangele Mnyandu was @ Siyathuthuka 97.6 FM πŸ”₯πŸ”₯πŸ’―

13/08/2024

Aibo lengane Yenzani kodwa ithalente elingaka Nkosi. Ibanathi is on fireπŸ”₯πŸ”₯πŸ”₯πŸ’―πŸ™Œβ€οΈβ€οΈβ€οΈβ€οΈβ€οΈπŸ‘Œ

13/08/2024

Smangele Mnyandu Siyathuthuka 97.6 FM πŸ”₯πŸ”₯πŸ’―

13/08/2024

πŸ”₯πŸ”₯πŸ”₯πŸ’―πŸ™Œ

31/07/2024

Written by Senzo Ndimande

🌹🌹 Sometimes you meet someone and you just click, πŸ₯°

There are just what you need in your life ❀️.

And they have this amazing ability to change your mood, when you them, they make you laugh, they make you feel good about yourself and they treat you with respect 🌹πŸ₯°β€οΈ.

Everything about them , brings out all the good feelings inside you, and all the hurt and the fears they just go away.

If you are lucky enough to have one of these ❀️πŸ₯°πŸŒΉ people in your life , never let them go.

🌹πŸ₯°β€οΈ I love you ❀️πŸ₯°πŸŒΉ

Address

Tongaat Village

Telephone

+27604689808

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mazwi DaPoet OfGod posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Mazwi DaPoet OfGod:

Videos

Share