Lapho kwa Nongoma ward 1 nagcina nisizakele yin ngoba phela bafika bencenge amavoti??
Likuph lelisonto ππ
iCebolethu lixhaphaza abantu...
Sikhulu isililo ngenkampani yabangcwabi iCebolethu kuthiwa lifika lenze umathanda nje uma kushoniwe. Sekusabalele ivideo eveza laba befika nama KFC aw 50 nama Drinks lawa amancane aphuzwa ngabahliphekile. Ngokusho kwalaba aboMndeni iCebolethu bekumele bafike ngo 11 ne Catering bona bafika ngo 3 nama KFC.
Bafika nakhona nge Vain okungath eyalobaba odayisa Izimbuzi eDumbe. Kuyacaca neNkampani inakekela abadumile bese ixhaphaza abampofu.
Sekuxabene IFP nabe eNFP oLundi...
Iqembu lombala wama Wolintshi NFP lihlangene oLundi Stadium namuhla lapho bezolontsha khona iqembu labo. Leliqembu alibonwa nangalukhalo livela nje uma sekumele kuyiwe kovota.
Sekusuke umsindo ke kule Lontshi ngoba kuthe besalalele iNkulumo nje kwagijima Ibhanoyi le IFP emakhanda lidonsa iBhayi elinoMtwana bacasuka bafa.
This is How i got my Wife
Hawu Inkulu Indaba ππ
Umgido Wokugundwa KweNgane
Bafaz Faz Inyanga yaso Phongolo πππ
Nangu uBafaz Faz inyanga yaso Phongolo kulabo abangamaz... lapha ke uzichomela ngeSithembu sakhe.
Lenyanga eyase Msuzwanen ngaseNtabeni eduze kwaka Jombigaz, siyaxolisa bantu baseMdonini kodwa vele yena owasoPhongolo.
Buka iVideo ka Bafaz Faz neSthembu sakhe.
Itshelejuba Hospital...
Emva kwezinhlamba esithukwe ngazo izolo sibhala ngodaba lwaseSbhedlela esisoPhongolo Itshelejuba Hospital abanye bethi sinamanga abanye bethi asehlukane nezindaba ezingasfun.
Sekufikile kithi ukuthi manje Ntambama kubonakale iTruck ilethe iGenerator eNtsha sha lokho okusho ukuth amanesi kanye noDokotela sebezosebenza kahle.
Leliphephandaba libe ngelokuqala ukuveza lokhu... Siyabonga kubona bonke abathathe iskhath sabo ba Sharer iPost yethu okusho ukuth ihambe yaze yafika lapho bekumele ifike khona, Siyabonga naseMnyangweni weZempilo.
iVideo ithunyelwe.