Nolwazi Mshotana Nkosi

Nolwazi Mshotana Nkosi Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Nolwazi Mshotana Nkosi, Media, Mcebo area, Nongoma.

18/08/2023

Exclusive Drive with Nolwazi Nkosi from 15h00 to 18h00


Ukuphi wena kuleMpela sonto?

13/01/2023

Hi guys ngyabona ama inbox ningbuza ngelineup, ngyabonga kakhulu uthando nokukhathazeka enikukhombisayo🙏izandla zedlula ikhanda. Ngigulelwa yingangane from July ngihleli esbhedlela so angikwazi ukuba yinxenye yelineup, bengkhona Dec because my mom ubengishintshile Uma uJehova evuma ngsazoba yinxenye yoMsakazo but if akavumi nalapho futhi Kobe kuwukuthanda kweNkosi🤗🤗🤗I Nongomafm isazoqhubeka neynhlelo zayo ezihlabahlosile ningasuki. Uma kwenzeka ngbuya ngyonazisa futhi. Thank you.

20/11/2022

Hi guys ngingenele I competition yokulingisa uMsakazi bengicela niye epagin loKhozifm nifike nith bese niya kwiVideo yeVigros ngilingisa uMroza ufike ulike ivideo bese uyashare iVideo umention UKhozifm ucele nabangani bakho benze njalo🙏🙏🙏uye NakuTiK Tok ufike ungicinge ngingu bese futhi ulike leyo video🙏🙏ngyabonga

Ngsakhona futhi ngisaphila.

29/10/2022

Lokhu ngikhona bazalwane ngime njalo nemikhuleko yenu engiqinisayo ngiyabonga🙏🙏🙏kunzima yebo😭😭😭😭kdwa othembisile uthembakele🙌lapho amandla omuntu ephela ilapho uNkuluNkulu eqala ukwenza umsebenzi. Kuleyo mkhuleko yenu ningalilibali igama lami😥😥, usuku maluqhubeke l**e luhle.

05/09/2022

🛌:Nurse🗣️🗣️🗣️ngcela ningsiza nawu u ceiling board uwela phezu kwami😭.

👩‍⚕️:Akukho ceiling board lana, ngikumbathisa ishidi.

Guys m still OK, ngkhona izimo nje ezingzamazisayo kdwa ngoJehova sizonqoba and thank you so much ngokungkhulekisa njalo.

10/08/2022

Hlww guys🎉luhambe kahle usuku lweVigros, ngyabonga kakhulu ukungfisela usuku lwami lokzalwa ukuthi l**e luhle🎂🎂💖💖👑👑🎊🎈usekhulile ke umama wabafana bafethu💋🍾

Sat bazalwane sikwaBangamaye Hall💃💃💃💃asiyeni.
13/07/2022

Sat bazalwane sikwaBangamaye Hall💃💃💃💃asiyeni.

08/07/2022

Isphithiphithi sayo sizobe sisakazela Olundi eSpar today🕺🕺🕺🕺15h00 to 18h00 💃

04/07/2022

Kulindeleke kuthi uPhethiloli uNyuke ngolwesithathu.

Today we are celebrating 7 years sisemoyeni🎉🎉🎉🎉🎂🎂🎂🎊🎊🎊Siyabonga kakhulu ngokwesekwa yini balaleli we really appreciate it...
01/06/2022

Today we are celebrating 7 years sisemoyeni🎉🎉🎉🎉🎂🎂🎂🎊🎊🎊Siyabonga kakhulu ngokwesekwa yini balaleli we really appreciate it niqhubeke njalo🙏🙏🙏🙏in Zululand we Will Rise kuze kube Nguna phakade 🙌🙌🙌🙌🙌🙌

20/05/2022

Imfundo phambili🎓🙌

Umjolo👨‍❤️‍💋‍👨phambidlana

Utshwala🍾🥃🥂phambili leeeeh💃

Siyezwana.

27/04/2022

Happy Freedom day🇿🇦usuku oluhle.

19/04/2022

EThekwini bayehla bayenyuka namabhala😥bafuna wona lamanzi Kade efuna ukubabulala😂😂😂kutough ke kdwa.

18/04/2022

I can't do this anymore 😔😔
Uzwe inhliziyo ibuza isbindi ukuthi kuthiwani? 💔😥

10/04/2022

Angith niyambona nje u Offline 😥😥😥uzobuya ethi Mamazi ngisineke nami.

Address

Mcebo Area
Nongoma
3950

Telephone

+27746701415

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Nolwazi Mshotana Nkosi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Nolwazi Mshotana Nkosi:

Videos

Share

Category