31/05/2023
| Yini I-Bullying?
Kuleliviki lokuqwashiswa ngokuvikeleka kwezingane, sithinta eyokuxhashazwa (Bullying). Ukuxhashazwa kunzima kakhulu ezinganen ukuthi zingabhekana nakho. Kwenza umuntu azizwe esaba futhi edelelekile futhi ngokuvamile kwenza umuntu azizwe engelutho. Ngingabuye kwenza umuntu angafuni ukuphuma ngoba usaba ukuthi ungase ahlangane nomhlukumezi. Izingane eziningi ezihlukunyezwayo zize ziphelelwe wukuzethemba.
N**i izindlea ongaxhashazwa ngazo:
Abantu abakubiza ngamagama
Umuntu enze izinto ukuze ungene enkingeni
Ukushaya, ukumpintsha, ukuluma, ukusunduza nokushova
Ukuthatha izinto kuwe
Ukulimaza izinto zakho
Ukweba imali yakho
Ukuthatha abangani bakho
Ukusakaza amahlebezi ngawe
Izinsongo nokwesabisa