07/10/2024
Hello guyz I hope niyapla ngithanda ukunitshela ukuthi uma uyumuntu wesifazane ungavumi abantu badlale ngawe just because uyabathanda , ngithi mina angithathe leli thuba nginitshele ukuthi be proud of who you are ungabavumeli abantu bakwahlulele ngempilo yakho, ngisho noma if isoka lakho lingakuphethe kahle vuka uzithathe uthi mozibuka esbukweni mina ngimuhle futhi ngiyathandeka ungavumi ukwehliswa indoda isthunzi sakho iba intombazane etshelayo ebantwini ungasilahli ismilo sakho ngenxa yomfana bonga lokhu umdali akuphe kona.😊😊 Ngibonhe
Send a message to learn more