30/05/2020
Update :INKANYEZI STAR LIFE🎬
Title : EYAMADODA AYIPHELI
Part 1 ( short Film )
Written byeIlentwana Ykwa Mvelase Mtee
( Mmzi, Umandla, lindo)bahlezi esigangeni baxoxa ngomfana kwmmzi odutshuliwe ngayizolo
Mandla : bolova namanje angikayikholwa lento eyenzeke izolo
Lindo : khululeka abenze lento sobathola 1 by 1
Mmzi : ya bolova bayisusile futhi kumele bayimele futhi nayi ividio ( esho ebakhomba ifoni)
Lindo : majita akusuye lomjita odlulayo ovela kule video
Mandla : bolova sisalindeni ( besho bekhipha ibhamu baqonde ( yena wababona wabaleka )
Sicelo : sizwe mfethu mucabanga simdubule washona umfana kammzi izolo
Sizwe : Angicabangi ukuthi ushonile bolova sisusile and eyamadoda ayipheli
Sicelo : ya mfethu and kumele siyimele .Namanje umhlonipheni akafiki yindaba ngaye
Sizwe : ya othi ngizame ukumfonela eshh ayingeni
( Amaphoyisa uGumede no Zikhali behleli)
Gumede : Zikhali mucabanga ubani odubule unkululeko
Zikhali : esh nami angazi kodwa sizobathola nakanjani
Gumede : ya asambe siyobacinga
( Kuvele olindo baxoshela umhlonipheni.ummzi wase emudubula limshonele umhloniphen)
Mhlonipheni : ngicela ningangibulali ( besho bamushaya)
Lindo : muyekani bolova ( esh ekhipha ifoni yamazi lo)
Mhlonipheni: ca angimazi ( aze avume ukuthi yamazi osefonini)
Mmzi: bukade unobani
Mhlonipheni: ( ekhala ) bengingedwa ngiyaxolisa
Madla : esho emkhomba ngesi bhamu
Mhlonipheni : ( ungangi dubuli bengino sizwe no sicelo
Mmzi ( esho ethatha isibhamu kumandla wamudubula kathi ushaya I video umfana ka sizwe )
( Bahlangane namaphoyisa basaphethe izibhamu bazifihle )
( Usizwe nosicelo bezihambela kwafika umfana kasizwe ephethe ividio lapho ebakhombe bahambe bebacinga)
( Usizwe no sicelo behlangane lindo ehamba yedwa wathi uyabaleka base bayamdubula wafa kwathi kusenjalo kwafika ummzi no mandla kwaqhuma izibhamu badubulana kwase kufuka amaphoyisa )
Thinks to IMPUMELELO ENTERTAINMENT