Idumo lase Steadville

Idumo lase Steadville 🖤💥Follow and inbox me...📝

💜💕NgiYanithanda Bantu bami🖤❤

08/12/2024

Ngitshele uBbe ukuthi ngiya emsebenzini kanti ngicuthele umfaz kamakhelwane ngoba indoda iya epitoli🤧 Ngifike siqabulane, siye embhedeni, sithe umakumele siqale🍆🍑 kanti indoda ibuye yashintsha umqondo yabuya🤦🏼‍♂️ "Knock Bbe, vula imina"

Kwamele ngingene phansi kombhede, yangena yaqabula umfazi wayo indoda yase imthuma eMall for drinks and snacks, uthe ehamba lomfazi yavele yafonela omunye ukuthi bazoshaya iQuick🍆🍑 Ngempela afike kant ilo wami😳😩

Baqale baqabulane ngenhlanhla abazange baye embhebeni ngoba unkoskazi wale ndoda ujike endleleni🤣 Uzoshintsha ingubo lo owami nangu engena ngaphansi kombhede ezobhaca.

Kuyimanje sibusy siyathukana phansi kombhede🙄 "Wena uzonya uma sifika endlini😩 "Nawe uzonya uthe uya emsebenzini"🤦🏼‍♂️ please follow my page

29/11/2024

Uhambe uye etarven,ushiye umawakho ekhala 😭😭athi "mtanami ungahambi"💔💔uhambe wena ngenkani yakho.
Ekseni mawbuya🚶🚶ubone imoto🚗(Cressida)kamalume 🧔phandle😭💔ngisho umalume wakho lo onganivakasheli nhlobo nje..
Lapho abantu abadala bahleli ngaphansi kwes'hlahla😭
Inja 🐕 yakini ihleli ekhoneni lendlu iyadabukisa🏠💔😭.
Umndeni wakho wonke uze ngobuningi bawo😭😭
Ubone U anti wakho lo ongazwani nomawakho ekhala kabhlungu😭😭iyngane zakini ziyiswe kwamakhelwane...athi uyazama ukukuchazela ugogo wakho,zivele zehle izinyembezi no kuye😭😭umakhelwane uhleli phansi uthulisa ugogo wakhe oseze waba nesbibithwane💔😭
Uthi ungena endlini😭uzwe umawakho ethi "singenelwe iygebengu zathatha u 5L we cooking oil...
😭😭😭💔

29/11/2024

🙍‍♂️:"Hey Bbe"🥰
🙍‍♀️:"Zola"🥺
🙍‍♂️:"Phuma ngila egetini lakini"
🙆‍♀️:"We Zoh ngise Jozi mina, why ungashongo before uze la?"🤷‍♀️
🙆‍♂️:"Bengingazi ukuthi awukho, ngibuyela emunva ke no R2000."😩
🏃‍♀️:"Awuu, Mana Bbe"🥰 ngicela ungilinde 2 minutes..!!"
🤦‍♂️:" 2 minutes usuka eJozi, usuyispoki yini?🤷‍♂️
🤦‍♀️:"No bengikwamakhelwane, sikubiza ngokuthi iseJozi."😩
🙎‍♂️:"Ohky, shesha ke simingawe la."😂
🧎‍♀️:"Haawu!!!, awuwedwa kanty Zoh ubn loyo?"🥺
🙍🏿‍♂️🙍🏻‍♂️:"Ngino mngani wami, simubiza ngokuthi R2000,"😁
🤷:"Ungdlalile Zoh!.😭

Address

Ladysmith Frm Steadville
Ladysmith

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Idumo lase Steadville posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share