Stoneface Communications

Stoneface Communications Stoneface Communications registered and based in Durban but our business model does not linnet our f

ANNOUNCEMENT SPECIAL TICKETS SALES FOR  CHRISTMAS  🎉🚨🚨🚨🚨🚨🚨🚨🚨🚨🚨🚨We are delighted to be part of  this unforgettable event ...
25/12/2024

ANNOUNCEMENT SPECIAL
TICKETS SALES FOR CHRISTMAS 🎉

🚨🚨🚨🚨🚨🚨🚨🚨🚨🚨🚨

We are delighted to be part of this unforgettable event and to be part as official radio or media partner of one of our Biggest Reggae event in the South Coast UGU REGGAE FESTIVAL happening on the 28 of December 2024 at Zuri Beach Club

ONLY 50 TICKETS SALES FOR CHRISTMAS SPECIAL
GRAB YOUR TICKETS AT THE GATE FOR R150 🎟️
😜💚💛
Your reference is Radio fm

FIRST COME FIRST SAVE 😉

Ngabe ungusomabhizinisi ozinze entshonalanga engaphakathi yeTheku noma ezindaweni ezingomakhelwane?Woza uzokhangisa ngeb...
11/11/2024

Ngabe ungusomabhizinisi ozinze entshonalanga engaphakathi yeTheku noma ezindaweni ezingomakhelwane?
Woza uzokhangisa ngebhizinisi lakho kwi-Durban Business Fair eniyilethelwa uMasipala weTheku kusukela ngomhla ka-6 kuya ku-8 Disemba e-Anderson Sports Ground (eduze kweLahee Park), ePinetown.
Bhalisa kungakashayi umhla ka-22 Novemba ukuze uzoxhumana namakhasimende amasha, abaholi bemikhakha eyahlukahlukene, uthole namathuba amasha.
Nayi indlela yokubhalisa:
• Sebenzisa le link ukuthola ifomu lokubhalisa: https://bit.ly/IWReg
• Noma uthumele i-email ku: [email protected] ucele ifomu lokubhalisa.
Amafomu okubhalisa ungakwazi nokuwathola kulezi zindawo:
• Kuzona zonke izikhungo zikaSizakala
• Emahhovisi eDurban Chamber of Commerce and Industry (101 Isaiah Ntshangase Rd, Stamford Hill)
• Kwa-SEDA (127 Johannes Nkosi Street) emahhovisi eBusiness Support Co-operatives
• E-Embassy Building (199 Anton Lembede Street, konogada)
Ungaphuthelwa – woza uxhumane nabantu abasha, ukhulise ibhizinisi lakho!
Shayela ku-031 311 4500 ukuze uthole olunye ulwazi.

WIN ! WIN Asilungiseni Sundays 9am to 12pm  Inanda 88.4fm  .4fm Updates Thenga our Unlimited voice calls ngoR19 eJust Fo...
11/11/2024

WIN ! WIN Asilungiseni Sundays 9am to 12pm Inanda 88.4fm .4fm Updates

Thenga our Unlimited voice calls ngoR19 eJust For Your Town aka Vodacom noma 5GB+5GB for 7days .

Uma uthenga Unlimited voice Bundles uzoWina R250 Voucher kanti uma uthenga 5GB+5GB ungawina R500 Voucher we-Grosa. Uma usuthengile,

Screenshot bese uthumela ku WhatsApp 0687649969 ukuze uWine!!!!

SF brand Indlovukazi Mapule
10/11/2024

SF brand Indlovukazi Mapule

The future attractions at Moses Mabhida Stadium as part of the ongoing upgrade include: • Arch & Bowl Lighting• Reinstat...
24/10/2024

The future attractions at Moses Mabhida Stadium as part of the ongoing upgrade include:
• Arch & Bowl Lighting
• Reinstated Arch lighting
• Option for colour themed lighting
• New Sky Car
• New high spec cabin
• Increased travel time for enhanced user experience
• Increased availability (engineered to travel in higher winds)
• Accessible to disabled persons
• New Viewing Platform
• 60% increase in floor area
• High spec glass construction
• Cantilevered glass floor for “Air Walk” experience
• New Docking Station
• Visitor reception area with enhanced visitor experience
• High spec architectural design
• New Big Swing
• Improved access to launch platform and revisioned
platform
• New Zip Line
• New experience
• Ends at People’s Park for after adventure refreshments
• Compression Ring Walk
• Dramatic Durban vistas
• Sea facing bungee jump option

KWA Mashu Experience 2024- Loxion Summer drive by Kasilam Events Inkasi Experience is to bring about positive change and...
18/10/2024

KWA Mashu Experience 2024- Loxion Summer drive
by Kasilam Events

Inkasi Experience is to bring about positive change and uplift the community.

Event date : 15 December at Kwamashu Princess Magogo Stadium.

Line up : Mawhoo, Somizi, Mador Bongz, Lwa Ndlunkulu, Mgilane, Zakwe and more.

Improvements from last year

Security (ensure security is tight at all angles)
Hospitality ( Best hospitality)
Stage ( Total make over, in terms of stage, lights and sound quality)

Selling table seating at the VIP area ( Silver, Gold and Platinum status)

Early birds R100
ViP R300

Gate : General - R200 and VIP

Kasilam celebrating 10 years in the business and they are also involved in the following activities by contributing to the economy

Community Development
Township Sport activities
Great support to senior citizens from the elderly homes

Inkasi Foundation, CSI projects

Stakeholders:
Metro FM
InandaFM
Sab
Durban Tourism
Sabc 1 (Uzalo)

By Dude Chillas

Iba ingxenye yabazoseka amabhizinisi alapha ekhaya angaphezulu kuka-130 azobe ekhangisa ngemikhiqizo yawo embukisweni wa...
18/10/2024

Iba ingxenye yabazoseka amabhizinisi alapha ekhaya angaphezulu kuka-130 azobe ekhangisa ngemikhiqizo yawo embukisweni wamabhizinisi wesifunda saseNingizimu, iSouth Region Durban Business Fair.
Lo mbukiso uzoba ngomhlaka 25-27 Okthoba KwaMnyandu Shopping Centre.
Emikhakheni ezobe ikhona kubalwa izinkampani zobuchwepheshe, ezobuciko, izikhungo zemfundo ephakeme, usizo lokwelulekwa, ezemfashini neminyango ebalulekile kaMasipala efana noSupply Chain Management nokunye okuningi.
Ungaphuthelwa! Kungenwa mahhala.

Ungalenzi iphutha, vakashela i'Flaovours Of Durban', eyingxenye yombukiso wamabhizinisi waseNingizmu, i-South Regional D...
17/10/2024

Ungalenzi iphutha, vakashela i'Flaovours Of Durban', eyingxenye yombukiso wamabhizinisi waseNingizmu, i-South Regional Durban Business Fair uma unentshisekelo yokuba umpheki oqavile wakusasa. IFlavours of Durban izofundisa ngamakhono okupheka. Izobe ibophele abapheki abanethalente abazokunika amathiphu. Kubalwa uChef Nompumelelo 'M'prudie Nkosi, Chef Sanele Blox Mchunu noZazi Cooks abazotshengisa ngezinhlobonhlobo zokudla okungenziwa ngoKhisimusi nabanye.
Konke lokhu kuzokwenzeka kusukela ngomhlaka 25-27 October KwaMnyandu Shopping Centre.
Ungaphuthelwa ithuba eliyingqayizivele, kungenwa mahhala.

Woza uzokweseka amabhizinisi alapha ekhaya angaphezu kuka-130 embukisweni wamabhizinisi wesifunda, iSouth Region Durban ...
11/10/2024

Woza uzokweseka amabhizinisi alapha ekhaya angaphezu kuka-130 embukisweni wamabhizinisi wesifunda, iSouth Region Durban Business Fair, owethulelwa wuMasipala weTheku!

Lo mbukiso ozoba ngomhla ka-24 kuya ku-27 Okthoba KwaMnyandu Shopping Centre uzobe ugabe ngezinhlelo zokuhlomisa abasemkhakheni wezokwakha, imifelandawonye, kanjalo nemikhakha yezamafilimu nethelevishini.

Phakathi kwezinhlelo ezikhona kubalwa iKiddiepreneur ezobe icija odado ngezamabhizinisi, iFlavours of Durban ezofundisa ngamakhono okupheka, ingqephu, ne-International Pavilion okuzobe kukhona kuyona izinhlaka zohwebo zamazwe angaphandle. Izobe ikhona neminyango kaMasipala eyahlukahlukene ukuzosiza umphakathi.

Ungaphuthelwa! Kungenwa mahhala!

Ngemibuzo, shayela u-031 266 9938.

“Ngemibukiso yamabhizinisi yezifunda, sithuthukisa amabhizinisi nomnotho wasemalokishini.”


Ngenhloso yokuqhubeka nokuthuthukisa umkhakha wabahwebi odlala enkulu indima ekwakheni amathuba emisebenzi, uMasipala we...
11/10/2024

Ngenhloso yokuqhubeka nokuthuthukisa umkhakha wabahwebi odlala enkulu indima ekwakheni amathuba emisebenzi, uMasipala weTheku uzosingatha ingqgunguthela yezinsuku ezimbili, i-Informal Economy Development Summit ngomhlaka 17 kuya ku- 18 Okthoba eThe Station Urban Event Space.

Le ngqunguthela ezohanjelwa izinhlaka zikahulumeni, izinhlangano zezomnotho nabanye ababambiqhaza ababalulekile kulomkhakha izoba yinkundla yokwabelana ngolwazi, imibono, nokusungula amasu okufukula lomkhakha uye phambili.

Abahwebi baseThekwini bayamemenywa ukuthi babe ingxenye yalengqungquthela eqala ngo 9 ekuseni.

11/10/2024

Just a closer walk with Thee  -all roads lead to 31 December cross over - feel the activation , feel the god energy, be ...
03/10/2024

Just a closer walk with Thee -all roads lead to 31 December cross over - feel the activation , feel the god energy, be part-

TOGETHER ✊🏾 EThekwini Municipality
30/09/2024

TOGETHER ✊🏾 EThekwini Municipality

This is it - current news
25/09/2024

This is it - current news

24-28 September 2024 Blue Economy Week Activities include the cultural carnival on 24 September, a film masterclass and ...
24/09/2024

24-28 September 2024
Blue Economy Week Activities include the cultural carnival on 24 September, a film masterclass and beach activities on 25 September while on 26 September there will be a short film challenge, beach games, and the Maritime Careers Expo. World Tourism Day on 27 September will be marked by celebrations including mangrove activities and educational trails. The week will conclude with a closing ceremony on 28 September, featuring a fashion extravaganza, beach sports, and a carnival.





23/09/2024

Address

92 Lakeridge, 301 Spencer Road, Durban
Kzn
4001

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Stoneface Communications posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Stoneface Communications:

Videos

Share