28/06/2022
Ithuna likamfwethu
Paper 3
Maluthuli:Yazi bengcabanga ukuth after amafinal exam if nizophuma ephephen ngizonisa eCarnival City niyo-celebrate
Sphiwo:Awu Kodwa Mshibe wami besingekh isdingo sokuth kumoshwe imali kusenezinto ezibalulekil okdingek zenzek layndlini
Sphiwe:Eyy!!! We Sphiwo awuzikhulumel wena siqu sakho ungangfaki Mina anglona idlozi elikhulunyelway
Sphiwo:Kodwa ndoda nawe uyabona lapha endlini ukuth kmele kwenziw ushintsho.Uma siya eCarnival City siyomosha imali kuphela Kant futhi kusanematric dance oksamel umama eyikhokhel
Sphiwe:Yazi uqinisile ke lapho.Phela kmele sibe bahle ngalolo suku olukhulu
Sphiwo:Kuyokwenziwa umlando ngalol suku ndoda awazi wena
MaLuthuli:Seninabo opartner noma nisabheka
Sphiwe:(ezithinta ekhanda)Eish!! Mina mama kuyangbhedela uSphiwo uncono unaye
MaLuthuli:Sphiwo awube usangxoxela uma usungtholel umalokazan(emoyizela)
Sphiwo:Bengsazoktshela mama uma sesiryt isikhath(eshalaza ebheka phansi)