King Blooded Imbongi Yosiba

King Blooded Imbongi Yosiba ziyaphilisa bakwethu, ziyiphilisi lokwelapha inhliziyo kanye nemiphefumulo eyaphukile biza mngan ka mngani wakho azozizwel bumnand obulapha

28/03/2022

Sesisondele Ku 1k๐Ÿ‘๐Ÿ˜Š

25/02/2022

"KhaY'elihle khaYa Lami mangingen'esangweni , mangiziphumuze kuwe."

KuYangicathamel'ukufa
Phuthumani niYolungisa
Elami ithuna.
Leli elokuvalelis'ithuba๐Ÿ‘

Ngimemezile nangasabela
Ngikhalile kwangazwela
Ningakhali sengiYawela
Intamb'emqaleni istulo
SengiYaskhahlela
Maduze mina kuzongenela.
Njengebhulukwe elingixegaYo
Maduze kuzongenela.

16/02/2022

Masithathe Lona ithemba
Silibambe ngesandla,
Sihambe nalo siYophanta.
SingaYeki ukuzama

14/02/2022

Ngoba Sonk'empilweni sifunda
Ngamaphutha,
Ngakhoke uma kuYiphutha
Ukumthanda ngiYekeleni
Ngifunde kulo.
Noma ningamhleka,
Noma ningamgxeka.
Nimbek'amabala,
Nimbek'izici.
Mina Kanginandaba ngoba
Isizulu sithi "akukho soka lingenasici"

Address

Kunene Road
Hammarsdale

Telephone

+27649989485

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when King Blooded Imbongi Yosiba posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to King Blooded Imbongi Yosiba:

Share

Category


Other Hammarsdale media companies

Show All

You may also like