Imbongi Enamazwi Azitini Akhayo

Imbongi Enamazwi Azitini Akhayo Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Imbongi Enamazwi Azitini Akhayo, Media, Estcourt.

07/02/2020

Umhlaba uyanghlabโœ๏ธ

Lomhlaba ungehlule uyanghlab uyanghlukumeza nglala emahlathin impilo iNzima but kxx liyobe ligaya ngomunye umhlathi

Lomhlaba uyanghlab ngithi ngzama nakomashonisa akvumi nabo bayangcindezela bafuna ukungshonisa phansi emhlabathi

Lomhlaba ungehlule sengicabanga nokuyolenga eshlahlen manj ngicangela ikxx lam

Kodwa mhlaba uyanghlab uyanghlukumeza kodwa aksena qina mkhandela ngzoguqa phansi ngedolo ngitshel umdali uyena ozongenzela u plan

By: imbongi Enamazwi Azitini Akhayo ๐Ÿ‘๐Ÿ‘

06/02/2020

Ekufen kwamโœ๏ธ

Ukuhamba kwam khona abayosala nesizungu abanye bayojabula kwabanye kuyoba khona ukugedla kwamazinyo

Amathonga akithi angfulathele sengbona engathi nalelikamthaniya.ngizolifulathela ungunaphakane ngingasophinde nginbone

Emlindelwen wam nizw ningakhali kakhulu ngoba nyembez eniyobe nizikhala zyophenduka usizi engyohluleka ukumelana nalo

Mhla ngifayo ngyocela umbiko ufinyelele kuleyontokaz yakomwelase ukuth sengendele kweliphakade

Ekufen kwam ngyoshiya ukudumala nokukhala kwabangthanday ..injabulo ezithen

By: imbongi Enamazwi Azitini Akhayo ๐Ÿ‘๐Ÿ‘

01/02/2020

Udlalile ngamโœ๏ธ

Ngyavuma udlalile ngam futh sengyakubonga empilwen ym ubungphathisa okwesdwedwe

Ubungenza isdwedwe Sakho osula ngaso mawxakekile k.lungile ngyahamba...

Udlalile ngm ungenza isdwedwe kulungile ngyahamba ngzothola abazongenza I mop abazongdinga ngaso Sonke iskhathi

Ngyabonga konk ongenzele nongenze Kona kodwa lesdwedwe esiyim one day uyoskhumbula

Sowufuna ukusula lezonyembeze zobuhlungu sebedlale ngawe abafana lah ngaphandle..lapho sesngekho lesdwedwe esiyim...

By: imbongi Enamazwi Azitini Akhayo ๐Ÿ‘๐Ÿ‘

01/02/2020

Nhliziyo ym bekezelaโœ๏ธ

Nhliziyo ym bekezela umuphe isneke sokumbekezelela iskhathi sakhe Kanye nothando olumfanele

Noma yena edlala ngawe ekwenza ibhola kodwa qina ungavum

Inhliziyo yam iyakthanda namhlanj iyakthanda kxx izobe isakthanda na next week I mean for the rest of my lyf

Izifiso zenhliziyo ym ukuthi ikunike uthando bese ngyovela emagcekeni akomazibuko o mwelase ngikucele ube ngowam for the rest of my lyf

I need you for the rest of my lyf I don't want to live the rest of my lyf alone.i want to rest with you in my lyf...

By:Imbongi enamazwi azitini Akhayo ๐Ÿ‘๐Ÿ‘

26/01/2020

Iphuphuma uthando..

Inhliziyo yam iphuphuma uthando ngoba noma nglele ngphupha ngawe sengthanda ukusola ngath ungdlisile๐Ÿ’–

Uthando lwakho lubila ngaphakath Kim luze luyochitheka ngaphandle njengomqombothi

Bbe ngivumele ngikuthande ngikuphathe Kahle kuhle kwephuphu lenyoni

Ngoba Wena uyilentokaz ephaphile ephuphuzela uboya nasebuswen

Inhliziyo yam iphuphuma uthando lwakho ngoba noma nglele ngphupha ngawe sengthanda ukusola ngath ungdlisile ๐Ÿ’–

Impilo yam ihlangahlqngene isihlule izihlobo nabangan bezama ukuyihlukanisa kodwa le isidinga abahlengikaz bezongihlenga banghlole ukuthi inkinga ikuph

Kodwa mina ngicabanga ukuthi iloluthando lwakho oluphuphuma ngaphakath Kim

By: imbongi enamazwi azitini akhayo ๐Ÿ‘๐Ÿ‘

Address

Estcourt

Telephone

+27608493678

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Imbongi Enamazwi Azitini Akhayo posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category


Other Media in Estcourt

Show All

You may also like