Mhlengemali Xulu imbongi

Mhlengemali Xulu imbongi This page is my poetry page

22/08/2024

Sanibona🙏

Konke sekuzolunga🤟
20/09/2023

Konke sekuzolunga🤟

19/09/2023

Amandla ombhalo🔥🔥🔥🔥✊✊✊✊

27/08/2022

Ngifuna owesifazene engizodweba kuye isithombe somfanekiso wami

24/08/2022

Inzila seyaphenduka umswenko💔

20/08/2022

Shiiiiii ngathi izwi lakhe nje leli

Likeneneza kamnandi
Lingithinta kwamancane
Lingivusela uthando
Liyangihlanyisa
Buka Phela ngihleka ngadwaaa
Hhayii thula Ilona impela izwi lakhe leli

Lingithatha lingibeke
Luvuse uthando kabusha
Lushaya khona enhlizwiyweni
Hhayi lona ukhuluma engathi ukhuluma e Redweni

Kodwa mtakwethu ungenzani
Ungenzakalisa
Nakhu ngilingeka
Nakhu ungifaka ejolidane
Ungikhipha egibhithe ezweni lezigqila
Inhliziyo ithathekile
Umqondo sunokuluqonda uthando

Hhaybo Ilona ngampela izwi lakho
Uthula zokutshen ukuth lenzani🕊️

19/08/2022

Ayikho into engijabulisa njengokubona abantu bengena e Page..ni lami👏👏

17/08/2022

Omhlophe akamcindezeli omhlophe
Omnyama uyamcindezela omnyama

17/08/2022

Impumelelo yethu ivinjwe yithi ngokubophela abanye inhliziyo Uma bephumelela🤝

16/08/2022

Kuba mnyama kakhulu UMase kuzosa🤝
Uma kukhona okulungayo khona okona kalayo
Uma kukhona okufayo khona okulungayo🤝

16/08/2022

Ungalilahli ithawula sekuzolunga

16/08/2022

Nabaphumelele nabo bathwale kanzima besebenza kanzima

Nawe sebenza kanzima uzophumelela

16/08/2022

Vuka uzame futhi kuyoze kulunge🤝
Ngiyaz kulula uku give up but ungavumi ukuhluleka

13/08/2022

Bantu besifazane zifuneni ubuNina

Bungaze butholwe yithi kuqali
Nazingcina niyizimbali zezwe
Nakhohlwa ukuthi nazo ziyabuna
Akusenina laba

Nina sebedlala ngabo ubuntombazane benu
Nibaningi ningamanina manje
Niyancelisa
Nongancelis uyakhahlela esiswin
Nongakhahleli esiswini iso alisekho
Ubuntombi abusabonwa

Hhaybo zifuneni Nina
Ngoba sesizonithola Nina
Nina ingakho sesidlala ngani
Sesinithanda ngenkanuko
Ukuth sisalinde ukuthi nizithola
Ukuze sokwazi ukuthola
Ithuba lokunithanda Nina senincelisa inkomo nenkonyane

Kodua..... Ngyanixolela ngoba nathi ubuthin sebusilahlekel

Happy woman's month♥️ngyadlala nginithanda kabi nina

23/07/2022

No girls awukwazi ukuthi ulaya umjita okujolele💔suzothi naw ufuna ukumjolela ngoba ukujolele💔Khumbula ukuthi okokuqala uzongena othandwen nomuntu ongamthandi💔ngoba uthi ulaya omthandayo💔kanti iwena ozolayeka💔Khumbula ukuthi ukudla kuyaphela 💔Kodua okudlayo akapheli💔owakho lomzimba 😔kubuhlungu ukuba nomlando usaphila💔sekuthiwa waye....💔ngob nimbuka nje💔

I think akekho owaye nesifiso sokush*tshash*tsha abafana💔kodwa kuyenzeka💔ngokhu💔

16/07/2022

True story about amajita💔

Into esenza ukuthi sinijolele💔the time ngikukhumbule 💔ngifuna ukukubona💔Noma ngifuna ukuba nomuntu wesifazene💔mese uthi wena ngeke ngize ngikwazi ukukubona namhlanje💔 maybe ngi busy💔maybe akuphumeki layikhaya💔. Lapho Mina imizwa yami idinga umuntu wesifazane💔ngiqale ngi checker o girl engibaziyo ukuthi bayazisheshela💔ngoba siyehluleka ukuphikisana nemizwa💔u girl ozongiqoma namhlanj💔Sijole namhlanj💔Silalane namhlanj💔u girl engazi kahle ukuthi sibaningi kuyena💔. Sengiqalile ngyakujolela💔 because of you💔ngithe ngifun ukuba nawe wena wangafuna ukuba nam💔nami ngahluleka ulawula imizwa💔ngakhetha ukuthi ngibe nomuny💔ukhona💔ngenxa zemizwa ingakho kukhona lento okuthiwa umshado💔
Abanye sibajolela besithanda💔not ukuthi asaz💔ngob kuke kubekhon lento ethi namhlanje sengaz ngibe nomuntu wesifazan💔uthi uyamcela owakho ethi akuphumek💔Sesibhek igebengu ezizuphuma Manje💔okuny💔😩ukuthi if ngi charter naw💔u Responder💔late 💔ku responder I crush yami💔kuqali kunaw💔the more nam💔sengizo Kwenza 💔ama late 💔 respond 💔sengi focus..er ekushelen ukhona💔not ukuth angikuthandi💔but the way owenza Ngayo engingayithandi💔
As ngaz ukuth uwu girl uyashelwa💔 always hlezi ngisovalwe💔the time u respond..er late💔ungenza ngicabange kaningi💔

uyanyisa💔

02/07/2022

Imvakazi -ifakwa umlobokaz osuke esephuma eseyogana ngoba esuke esefihla izinyembezi asuke ezikhala ephuma kubo

30/06/2022

Ya wona usungehlule💔.

Sengi weak💔
Sengikuvumele vele ukuthi uthando liwubuhlungu💔
Ngoba konke la engizama khona
Angihlali ubuhlungu ngingabuzwa

Kunqamuka imthambo yothando💔
Kunqamuke izinseka💔.
Kuphele ithemba💔
Kuzwele Uma ubuhlungu buphinda phinda
Kuyo lenhliziyo eyodwa💔
Kodua ngibuziswa abantu abahlukene💔
Ikinga aluyekeki ngyazama ukuluyeka💔
Kepha ngiyabona nje ukuthi ngikhohlusa imizw
Yona Lena esingasekho💔

Yaa sengibuthakathak💔
Sengivumela nanoma ubani ezongikhohlisa
Ngithandane naye ngazi ukuthi akangithandi
Uzofeza inhloso zakhe
NAMI ngijike ngimnike💔coz sengithambil

Lona selungehlule ft
Lungihlukumezil

24/06/2022
02/06/2022

Fezani amaphupho siyanishiya isikhathi
Khumbulani njl ukuthi ngoba nezinsuku ziqhubeka siyasondela nesikhathi sokufa

30/05/2022

Asisathandi ngithando sesathanda ngenkanuko

Ngoba uthando selaphika imizwa kungcono sithande ngayo inkanuko
Ngoba Mina imizwa angiyazi yashonaphi
Nginokukushelela ukuthi ngiyakubona ukuthu ulinina hhay ngoba nginemizwa engiyizwayo
Nginokukushelela ukuthi nginqena ukuba yisishimane hhay ngoba ngikuthanda
Nginokukutshena ukuthi ngiyakuthanda Noma ngazi ukuthi ngyakuhalela

Nginokukhipha ubukhazi khazi bamagama
Alandelanayo ngenhloso yokufeza ezami
Inhloso hhayi izinhloso zothando
Nginokudlala ngongwaqa nezisho nezaga ngibe ngisho ukuthi ngizokugila amagoda
Ningixolele uthando angisenalo
Lwaphela ngenkathi Lona engangithandana
Naye ephinda iphutha elilodwa othandweni
Niyabona ukuthi nifela izono zabanye

30/05/2022

Thulani ningabe nisakhala😭

Isililo asisasizi umhlaba sumenele
Isikhathi bese siphelile
Phela lana emhlabeni asihlezi sizovakasha
I khontreki yakhe ibisiphelile

Kungcono yona waqale washiwa abazali😭
Kwase kulandela yena useyozihlalela nabazali bakhe😭
Wena usasalelwe yicala lokulahlekelwa abazali😭
Kuphinde abazali belahlekelwe iwena uqobo😭
Naw awukaz ukuth ubani uzohamba kuqali phakathi kwakho Nabo😭
Ningabenisakhala yena usephumule😭
Nina nisazohlukumezeka emhlabeni nize nicabange khona ukufa 😭
Impilo into esiphathele yona ikhona ukufa ngoba sonke songcina sendele kwelokufa

25/05/2022

Themba lami

Uyithemba lenhliziyo yami
Uyisithandwa senhliziyo yami
Uyithambo lama thambo Ami
Uyinzala Thando
Olulokhu lukhula lwanda luqhubeka
Ngaphakathi kumina nasenhlizwiyweni uqobo

Empeleni umangibuka wena Themba lami
Inhliziyo iduka emini
Umqondo udideke
Udidwa ilenkahla nkahla
Yelangabi lothando
Engilizwa ngaphakathi Kimi
Uma inhliziyo iphampa igazi
Ngathi iphampa uthando lwakho
Ukuthi lwande luqhubeke
Asivele siyiqhubekezel phambili lendaba ayisengangathi
Sifuna abantu bemindeni yethu sobabili
Sohlala njengamajuba
Themba lami

Impela ngiyafisa ukuchaza kabanzi
Ngothando lwethu
Inkinga vele wena uyincazelo yothando
Ngivele ngiphelelwe amagama
Ngisho amagama ambalwa
Ngoba ngingangcina sengibalisa ngawe nongangithathela wena
Wena uyingilosi uqobo lwayo
Noma nginganga fika emazulwini
Vele ubuhle bakho ngibufanisa nesibhakabhaka
Uma ngibuka wena ngibuka ingilosi uqobo lwayo
Mina sengibonile eyodwa
Yezingilosi zezulu emhlabeni
Lenyathuko yothando
Lwethu idinga sithabathe sobabili
Sibambane kungabibikho oshiya omunye endleleni

Wena ungowami NAMI ngingowakho
Ngizocela ungithande
Emaphutheni ami
NAMI ngikuthande emaphutheni akho
Ungithande ngithando lwakho
NAMI ngikuthande ngothando lwami
Ungithande ngothando lwakini
Nami ngikuthande ngolwakithi
Ungithande ngendlela yakho
NAMI ngikhuthande ngendlela yami
Phela wena uyikho konke
Kimi uwuhlaba uqobo lawo
Ngathi nalento okuthiwa ubuhle yaqala ngawe
Emhlabeni
Ngathi wawukhona unkulunkulu eyisungula

Themba lami.......

20/05/2022

Engameni labathandwayo yesulani elami igama

Ngoba imina nehliziyo yami esizithole sisephutheni lokuzitshena ukuthi siyathandwa kanti laba esibathandayo bazitshen ukuthi bazozidlalela nje basaqhuba isikhathi . NAMI ngisalinde isikhathi sokuthi kufike Lona esiyoba mqondo munye naye. Naye angazi ngiyombona kanjani . Ingakho uthando seluphenduke umdlalo nginokulinda umaqondana wami ngimulinde ngomaqodana womunye nomunye ulinda ngomaqondana womunye uthando seluphenduke umdlalo webhola lezinyawo nenhliziyo siphenduke wona umdlalo webhola lezinyawo ngoba bonke bayayinyathela bonke badlala ngayo kodwa eqinisweni uyedwa umuntu ozoyisebenzisa kahle ukuze ngiwine othandweni . Ilona ozothi sebesh*tshane ngami nginele ngifike kuyena akore igoli

20/05/2022

Ukube kuyangami ngabe ngithi ukufa kancane ngiphumule ukuchabanga ngakhulu ngoba ikhona okuzongiholela ekufeni . Kwesinye isikhathi nginokungasiboni isizathu sokuphila nokuthi unkulunkulu wangidalelani Uma ngisazophinda ngihluphek kanjena . Nginokuzizwa sengathi angithandwa Umuntu
Nginokuzibona ngisephutheni Noma ngingekho ephutheni
Nginokuphelelwa inhlonipho kube sengathi ngingayeka konke engikwenzayo ngihlale ngingenzi lutho ngoba konke engikuzamayo ngibona sengathi abantu abakuboni nje. Ngizibona ngiyinto yokulahlwa . Noma abantu bengincoma vele ngibone sengathi bayangibhuqa nje baswele into abangakhuluma ngayo ngoba mina yonke into engithi ngiyayicabang njalo nginokuyibona ibheda . Isizathu sokuphila ko umina angisiboni ngoba ngilawulwa I depression ngilwa kabi ngilwela ngaphakathi manje akekho ubonayo umase nginqobile nginokubona ukufa kukuhle phambu kwamehlo ami kuthi angithathe isibhamu ngidubule Noma ngithathe umese ngigwaze Noma ngithathe u phoyizeni nguwuphuze khona zovele nguthulele nje . Sengikuhlule kaningi ukufa kodwa akekho akubonayo lokho ngoba ngizilwela buthule ngizilwela ngaphakathi . Ngike ngibone kwesinye isikhathi ukuthi ukufa kufuna ukungihlula ngicabange ukuthi ngisenabantu ukusamel ngibajabulise ukube abekho ngabe kade ukufa kwangihlula ngoba njl Uma ngenze iphutha ngikubona kungcono ukufa ukunokuthethiswa
Ngizibona ngisephutheni lokwenza iphutha nalona obona iphutha lami nginokumbona esephutheni lokubon iphutha lami ngoba min akaze ngazithola ngisephutheni lokubona iphutha lomunye umuntu ngoba ngihlezi ngicabanga ukuthi wonke umuntu uryt umuntu ohlezi e wrong nje imina
Ukufa Mina ngikubona ngenye indlela Nina eningakuboni ngayo ngikubona kuyindawo Enhle yokuphumula kuma yonke into ukucabanga ukuhamba ukuphefumula ukuhleka ukuhletshwa ngibona njengedawo enhle yokupholisa ikhanda sengathi ngingazihlalela nje ekufeni ngoba emhlabeni bayangihleba bangibeka amabala nginokuphila impilo engingayithandi ngoba ngifuna ukuzijabulisa ngijabulise nabantu abeseduze NAMI kodwa futh nakho lokho Akungisizi ngoba akekho okubonayo ukubaluleka kokuphila kwami . Nokubona sengathi wonke nje umuntu uyangizonda ingakho impilo ngingenendaba nayo kangako nemibhalo engiyibhalayo enginendaba nayo futhi nokuthi uyizwile Noma ayizwanga inginendaba nalokho ukuthi uyithandile Noma awiyithandanga nakho futhi lokh anginendaba nkho ngoba anginendaba nokuphilayo nokuphilisayo . Enginendaba nakho okuzongibeka kulendawo okuthiwa ukufa abazali bekhale kube ikanye ng

Address

Empangeni

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mhlengemali Xulu imbongi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Mhlengemali Xulu imbongi:

Videos

Share


Other Gaming Video Creators in Empangeni

Show All

You may also like