10/05/2023
Yanda Dludla ii!!!
Usathi uyathandaza, zivele zehle izinyembezi, ngoba umncane for le situation obhekene nayo😭
DEAR GOD!
I Yanda Dludla!! Wok'qala wok'gcina.
To whom may it concern!
Ngiyimi futh impilo engiy'philayo, I don't fake it! Iyiyona.
Mawsuke ungizwa ngibalisa, ubokwaz ukuth kubheda ngampela..
Even if I'm happy you must know that I'm happy for real!
To make a long story short, ngizothanda ukudlulisa ukubonga kulaba aba-Support' u Music wam ngithi I love y'all ngenhliziyo!! 💙
The lastly uyabamba or aw'bambi angingeni, ang'fihli lutho in this life engiy'philayo... Kunesinqumo engizosithatha futhi akekho oyong'vimba kulabo abathi they're (MY Family Members) and f**k that name, actually family /relatives under my foot 👿 Noma yini ezokwenzeka ngizimele it's either I'm gettin famous or underground!! Only 2 people's who are on my side who knows me or who cares the rest f**k!!!! In this life I'm a father, mother and son. I parented myself, wena uzong'phani? 👀
To Mnguni S/O to this guy, ngakho konke akwenzayo for the boy... ngyomfela noma nini noma kuphi uyalwazi uSizi Luka-Ntuana I appreciate that, sisuka kude.
Umama wam lapho e khona, akuhlangani kodwa she always pray for better days, ukuthi Nam one day ngiyo-Vela, futh naye ngyomfela she's my Angel ❤️
I'm going through a lot but lokho aksikho ukuphela komhlaba, isivivinyo nje nakhona kuyadlula... Khumbula Kuba mnyama masekuya Ng'yakholelwa.
And those who are calling them my friends... Nikuphi kung'bhedela or you were close to me because of what I had? Ohh I can see when days are dark friends are few 😂 kshubilee. Anginimemi, futh anginisoli... Ngeke futh nginizibe ngfuna nibone ukuthi Umjita the time nimenza Islima ufunde likhulu kini....ekuphumelelen kwam ngfuna nisho, as nanisho nith Angeke ngiye ndawo...... I took a risk ngiza Lana eGoli ngo 2019 ngzohlanganisa kuze kube manje then yin esangavimba ukuth ngiphile futh nangokuzayo... Uma ungtshel kuth izolo ulale ungadlile, uyadlala usake wahlanganisa imali yoku Hiker from ENkandla to Egoli ungaz muntu, uzitshela kuth Abafowenu uyobafica Phambili... I lokho engakwenza kuze Kube namhlanje. So bhuti nawe sisi uma ubona ukuthi kuyabheda ungasabi ukuthatha I-Risk funda ngami. Uthembiswe Umuntu wakini umsebenzi Uthi mawfika avale I phone yazin I family ikbhayzisa eyy yazin futh cut cut, mina angiceli, futh angincengi!
Obhalile. Yanda Dludla ii _____
Umphathi Wakwa-Buza Records ________
Crew. GLOBE GANG _______