14/08/2024
Tino nginenkinga la ngashela intombazane yangasho ukuthi inengane, yimi lo ngispenda izimali zami ngondlana nayo kuma dates ngithenga nama drinks abizayo kanti isibuya elebha wodi inja ๐ถ
sathandana ngo February kulonyaka mina angimfuni umuntu one experience yokuzala iyi turn off leyonto imama kumele lize lizwa, noma selike lalala bt angimfuni umuntu oseke wa spenda i night nendoda ๐ lowomuntu ngesintu kuthiwa usuzeliwe, so angimfuni umuntu oseke wasuzelwa indoda, okunye futhi angimfuni umuntu oseke wazala or wamitha noma ngabe sachitheka
osisi bami bathi angivele ngiye emhlangeni shuthike, bt problem anginamali laphana uqala ngokukhokha and imali anginayo ngizisebenzela emafemini kwamina ngigqoka ka Pep ๐
so ngijoleke nalo ngisho ukuthi ngiyamthanda, athi akaze alale endodeni, mesho njaloke nami ngizinike ukuthi nakanjani akanangane sijoleke sengizothola izolo ukuthi unengane ehlala ka baba wayo, umjita wayikhokhela wayithatha ingane yakhe ๐ก sonke leskhathi ngikhipha izimali zami ngondla into ezele ๐ก ngithi ngiyamubuza izolo uthi kwakumele ngisho phela siqala ukuthi angimfuni umuntu onengane, mangithi okuncono akaphume kuyoke anake mina sqale kabusha uthi ngidakiwe ๐ก
ukhetha ivezandlebe okunami lapho kwalelovezandlebe selathathwa kubo kufana nento engasekho sebeyavakashelana, yazi Tino umuntu uthi umnika i second chance avele akulaxaze ngayo ebsweni bakho, amantombazane ayizinja ngampela Tino mfe2, ungajola nomuntu udle izimali zakhe uthi u serious naye ube unengane nenye indoda, ayenzi sense leyonto phezu kwalokho ngithi iphutha lenzekake ngoba ngisamthanda nayi second chance uthi ngeke aphume kuleyangane yena, nxa!
manje ngifuna izimali zami sukela ngo February ngimondla ngimnika nama airtime ka R10 every week sometimes ngenze R12 airtime pls ama lunch, ama shwama engithengisa wona ethekwini, ungi yuzile lo lapho mumbi enjalo nje usho ngekiwi ehlanzisayo nxa! ngisizen ngithole imali yam back ngoba soxabana ngampela naye lomahambezala nxa!