Ikhona Into Engenzeka at Highway Radio 101.5

Ikhona Into Engenzeka at Highway Radio 101.5 Radio Show
Poetry Slot at HighWay Radio 101.5 every Wednesdays from 19:30. Siqinisekise umlaleli bake wabeka indlebe yakhe, ikhona into engenzeka!!

Ningizimu Asha nesobhoke manje!! 16 March no 23 March Idili ! S**a stambu phezu kwenyama!!!Sididiyelela umcimbi wezinkon...
02/03/2024

Ningizimu Asha nesobhoke manje!!
16 March no 23 March
Idili !
S**a stambu phezu kwenyama!!!
Sididiyelela umcimbi wezinkondlo osezingeni !
Lalela ... useqophelweni unjalo. .
Kungenwa mahhaaala !!
Uyalazi iHaba!
Asipheleleni khona Stable theatre
Kwas**a lokho

S**a Stambu phezu kwenyama!! Umcimbi omkhulukazi eSouth Africa  I DURBAN POETRY SHOW  iyakuphinda lokho. Ikulethela indu...
03/10/2023

S**a Stambu phezu kwenyama!! Umcimbi omkhulukazi eSouth Africa I DURBAN POETRY SHOW iyakuphinda lokho. Ikulethela indumezulu yomcimbi oseqophelweni eliphezu ohanjwa omtakabani ! Ngakhoke we Mtakabani siyakumema kwi DPS EXCLUSIVE. E Durban South Beach ( The Joint) olwandle. Ukuba uzothamela umcimbi osezingeni. Lizoba lisha nesobho.. ! Tshela abangani bakho .. ungamphathi umakhwapheni please. Khona intatheli.. futhi wamletha la uzozibona eyi Straght.

19/09/2023

Enye into evelayo nge Durban Poetry Show ukuthi njalo kuno 70%nangaphezulu we audience entsha sha.. enye engazazi nhlobo izinkondlo eziqala nge DPS bonke mabephuma abawuvali umlomo. Lokho kusho lukhulu kithi nomsebenzi ohloswe kakhulukazi I DPS ukuthi I Poetry industry iyakhula futhi iyahlonishwa .
Siyabonga kakhulu kubantu ababambe iqhaza ekutheni I DPS mhlaka 16 September isezingeni.
Kube impumelelo ngendlela eyisimanga.
Umdlalo omuhle uyaqhubeka

Khona kule weekend ayizibeki .. Isha nesobho moyoyingcwele πŸ™Œ
12/09/2023

Khona kule weekend ayizibeki .. Isha nesobho moyoyingcwele πŸ™Œ

Samba ngo Line! Nawu urine okumele uqinisekise ukuth uyawu joinaULine oyongena kw Durban Poetry Show. 16 September 2023 ...
09/09/2023

Samba ngo Line!
Nawu urine okumele uqinisekise ukuth uyawu joina
ULine oyongena kw Durban Poetry Show.
16 September 2023

Kuhleze kamnandi ngendlela eyisimanga kwi DPS.
Ungaphuthelwa

Bathandi  bathandi bokudla notshwala nokuba sezingeni ..phumani kimi shame please πŸ˜’
01/09/2023

Bathandi bathandi bokudla notshwala nokuba sezingeni ..phumani kimi shame please πŸ˜’

"Yesekuzisa umsila ngolaka.. elandula beyiphika beyingabaza.. bethi akukwazi kanja Abe Usonkondlo?"CapeTown nakwaNdonga ...
29/08/2023

"Yesekuzisa umsila ngolaka.. elandula beyiphika beyingabaza.. bethi akukwazi kanja Abe Usonkondlo?"
CapeTown nakwaNdonga ziyaduma..
Sebekuqinisekisike ubukhona babo ..

24/08/2023

Yaze yadonsa inyanga yabafazi ini kanti! Sijahe I DPS thina bakwethu

Selokhe abantu bezwe elebhodlela le wine nokudla nje ay ay moyoyingcwele πŸ˜… ay ama tickets. 078 583 9577
23/08/2023

Selokhe abantu bezwe elebhodlela le wine nokudla nje ay ay moyoyingcwele πŸ˜… ay ama tickets.
078 583 9577

Enye into .. ungathuki mase ngithi sold out
20/08/2023

Enye into .. ungathuki mase ngithi sold out

Enye into ungathuki sengithi Sold out
20/08/2023

Enye into ungathuki sengithi Sold out

S**a Stambu phezu kwenyama!!Ulaka ! Durban Poetry Show DPS One of the poetry greatest event we have iSouth Africa. Ama P...
18/08/2023

S**a Stambu phezu kwenyama!!
Ulaka !
Durban Poetry Show DPS
One of the poetry greatest event we have iSouth Africa.
Ama Province ngama Province azotheleka e Durban ukuzobungaza ubuciko , izinkondlo ulaka lomcimbi ongaka.
Ungaphuthelwa sheshe uzitholele elakho I ticket kuseyimanje.
Line up iphethe umlilo
KunoNkulunkulu phakathi la
!

Isijingi sogogo sesibondwe sayekwa ! Paaaaaaaaaaageee! Paaaaaaaaageee!One of the best poet we have in Africa! Esinqamule...
17/08/2023

Isijingi sogogo sesibondwe sayekwa !
Paaaaaaaaaaageee! Paaaaaaaaageee!
One of the best poet we have in Africa!
Esinqamule amazwe
Kusukela kudaaaaaala aqala ukugila izimanga..
Udume kakhulu ngomphesheya .. kodwa lalela .. nakumageba unamandla kakhulu.
Uzobhema ukholwe kwi Durban Poetry Show DPS
16 September 2023
Ncaaaaaa nkosiiii!
!

Namanje muthi awumboni uNkulunkulu kwi Durban Poetry Show. . Unedimoni
16/08/2023

Namanje muthi awumboni uNkulunkulu kwi Durban Poetry Show. . Unedimoni

Ithi ingaba nkulu ingabe isazekeka!  !Weeeeeee mayeMike Makhosini Hambo lala uyazela
15/08/2023

Ithi ingaba nkulu ingabe isazekeka!
!
Weeeeeee maye
Mike Makhosini
Hambo lala uyazela

ITHAMBO ELAHLULA IMPISI !!!mcm gede ngamelake manje ..Thendayo Mzila .. ubhala ngathi uyathunga uyalazi Ihaba?! UNobhala...
14/08/2023

ITHAMBO ELAHLULA IMPISI !!!
mcm gede ngamelake manje ..
Thendayo Mzila .. ubhala ngathi uyathunga uyalazi Ihaba?!
UNobhalane
Kuphela wona amagama okumchaza .. lilodwa igama
"ULAKA!!"
uzobona umbala womoya kwi Durban Poetry Show uyezwa ?

Ngithe s**a stambu phezu kwenyama! Sikuphakela ukudla okusezingeni ngampelake manje ! Gede ! Mncedi Mthimkhulu Usonkondl...
14/08/2023

Ngithe s**a stambu phezu kwenyama!
Sikuphakela ukudla okusezingeni ngampelake manje ! Gede !
Mncedi Mthimkhulu
Usonkondlo oshisa ngendlela eyisimanga .. usezakhele kakhulu igama eSouth Africa ngomsebenzi wakhe
Eminye abuye ayiqophe..
Ingagara le ..
Uzomthanda ngenkani .. don't miss out ukumbona live kwindumezulu yomncimbi I
DURBAN POETRY SHOW
16 September 2023
E BatCentre
Lalela ama ticket ahamba nokuningi phuthuma uzitholele elakho ngoba uzokhala uzithulise

S**a stambu phezu kwenyama!!!!Kush Mahleka one of the best female poet in Africa kumbe ngithi jilele! Uzokugqilaza ngomp...
13/08/2023

S**a stambu phezu kwenyama!!!!
Kush Mahleka one of the best female poet in Africa kumbe ngithi jilele!
Uzokugqilaza ngomphesheya enjalo
Mnandi ngendlela eyisimanga
And uya performa ay into yokuganga
Abaningi bayamazi ngomsebenzi wakhe oseqophelweni eliphezulu kakhulu.
Unephindo enjalo .. lalela ulaka!
DURBAN POETRY SHOW
16 SEPTEMBER 2023
BATCENTRE
FROM R150 tickets 🎟 ahamba nebhodela le wine lamahhala amanye
Rad carpet event. . Umcimbi omkhulukazi
Ungaphuthelwa
Uzokugilela izimanga

S**a stambu phezu kwenyama !!!Kudilika insonga zejerikhoke manje gede!UCofi .. one of the greatest poet esinawo nesishay...
11/08/2023

S**a stambu phezu kwenyama !!!
Kudilika insonga zejerikhoke manje gede!
UCofi .. one of the greatest poet esinawo nesishaya isifuba ngaye e Africa yonkana
His work speaks volumes!
Mnandi ngendlela eyisimanga
Uphinde enze okuningi egumbini e Art I South Africa iyamazi .
Uzobe eshikishisa ufudu !
Kudede izinkinga ngombhalo esiphinde wabhala futhi!
Emcimbini omkhulukazi eSouth Africa I
DURBAN POETRY SHOW DPS
Ngomhlaka 16 September e BatCentre
Phuthuma uzitholele I ticket lakho
Lihamba nebhodlela lamahhala le wine
Lalela...
IDurban izobe ibukisa!
Red carpet event
Iba isicwicwicwi muthola ithuba .. ne media iyobe ithe chithi saka!
!

Imbokodo ephoseke kwi Poetry industry kwagcwala isiviva ! Uhaya inkondlo kuShwaqe unwele.. Igama Ongethiwanga One of the...
09/08/2023

Imbokodo ephoseke kwi Poetry industry kwagcwala isiviva !
Uhaya inkondlo kuShwaqe unwele..
Igama Ongethiwanga
One of the best female poets ekhula ngendlela eyisimanga e South Africa!
Igalelo lomsebenzi wakhe selimenzele igama elihle.
Kuyisiqinisekiso okuthi ngomhlaka 16 September uzokudidiyelala umsebenzi oseqophelweni.
Make sure awukuphuthi lomcimbi kazi oseqophelweni I DPS!
Durban Poetry Show
Ulaka !
HAPPY WOMEN'S DAY!
imbokodo engene kwezwakala !

Phihli phohlo bhaka!!!Sibonokuhle Triple S One of the greatest writer , izinkondlo zakhe zimnandi kwelinywe izinga .. Uk...
08/08/2023

Phihli phohlo bhaka!!!
Sibonokuhle Triple S
One of the greatest writer , izinkondlo zakhe zimnandi kwelinywe izinga ..
Ukhula ngendlela eyisimanga.
And unenkani !
Baningi eSouth Africa nangaphandle bayamlandela uwuju!
Uzobhema ukholweke ukuthi akathi nsi!

Sekunjaloke Ninkizimu .. Number one greatest poetry Show I South Africa.
Durban Poetry Show
Uzicwecwe shame .. ngoba kuyochitheka nobungagaiwanga !
16 September
!

Nathandi bezinto ezisezingeni Bathandi bobuciko izinkondloNansi indumezulu yomcimbi oseqophelweniUlaka!!All roads leads ...
26/07/2023

Nathandi bezinto ezisezingeni
Bathandi bobuciko izinkondlo
Nansi indumezulu yomcimbi oseqophelweni
Ulaka!!
All roads leads to Durban for DPS!!!
Book your tickets now!!
You gonna be blown away ubuhle balomcimbi
!

05/07/2023

Durban Poetry Show
16 September 2023
Durban Poetry Festival
2 December 2023
!

gede! uyabonake nivika ucelembe ngezandlake manje!uyalazi ihaba! kade sasosho ukuthi izinkondlo zongena  kobancane indaw...
10/03/2023

gede!
uyabonake nivika ucelembe ngezandlake manje!
uyalazi ihaba! kade sasosho ukuthi izinkondlo zongena kobancane indawo.
buza wonke umuntu oseke wa attend I DPS ukuthi ini ulaka !?
phatha u muntu wakho , umngani, I ex noma umakhwapheni uyezwa!
Durban Poetry Show DPS one of the biggest poetry event in Africa
uyakuphinda lokho new faces, big line up .. 1 hour open mic!
R150 tickets
very limited!

!

😭😭😭😭 ziyakhala ngampelake manje
29/09/2021

😭😭😭😭 ziyakhala ngampelake manje

20/02/2021

Durban Poetry Show DPS
27 March
BatCentre
15:00
R100 TICKETS. Very limited!!
Labhubhaaaaa!!!!

Address

Smith Street
Durban
4031

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ikhona Into Engenzeka at Highway Radio 101.5 posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Ikhona Into Engenzeka at Highway Radio 101.5:

Share

Category



You may also like