IsiZulu Monologues

IsiZulu Monologues Submit Your Monologue/Short Film/Sceneplay For Free🎭

0660481096

26/06/2024

Simphiwe Majola
Johannesburg,Malvern
0648657640

26/06/2024

Mkhumbuzi Enerst
Johannesburg
0796750216

14/06/2024

Actress
Nqobile Ntshangase (Lo wephinifa eliPink on Uzalo Scene)

Location
Durban

Bookings/AuditionInvitations
[email protected]

13/06/2024

Lindani Zikhali
KwaMashu,Durban
0647678418

06/04/2024

Nomthandazo Lushozi🎭

bookings/auditions invitation
0660481096

04/04/2024

Zulu Monologue

Baba kuzoba nini uSihle kuwuyena oqasha abadlali eqenjini lethu,asilethele nabaqeqeshi ababhimbayo? khona manje iqembu lizuzeni ngaphansi kwakhe? hhee? Bantu abadala, khonamanje sisencupheni yokugawulwa yizembe,wena Sihle thula,ngithe thula! (Deep Breath) Malume engizama ukukusho lana ukuthi kwanele manje,lesikhundla sidinga umuntu osemnkatshubomvu,mhlampe enye inkakha eke yadlalela iqembu,umuntu oliqondayo usiko lwethu. uSihle akazi lutho futhi manizoba nenkani ay...haha, angiboni kunoshintsho oluzokwenzeka, ngaphandle kokuziphendlela indlela eya ehlathini. Okungicasula kakhulu, njalo makuphela isizini abezindaba sibatshena ukuthi kuzoba noshintsho,kepha luphi loloshintsho? Sizoshintsha abadlali, sishintshe umqeqeshi kodwa iziphathimandla ziqhubeke zona ezikhundleni zazo? Zona lezi ezinesandla ephutheni lokuqasha abadlali abangalifanele iqembu? Kuyoba nini senza into eyodwa Baba?

written by Actorscoach

04/04/2024

Zulu Monologue

Koda usuyangihlukumezake manje. Emsebenzini umlungu wami,masengiphumile emgwaqeni akuhambeki,layindlini uwena? hhay awungimele wena hawu!....Chabo sthandwa sami ukuthi uyangixaka,yin inkinga yakho? mhlampe umfaniswano wami,yini isketi sincane? ngiyasheqeza? noma ukuthi ngibuya emva kwesikhathi? hlampe usuke uyitshena ukuthi khona la engidlula khona,angazi yini ndaba? Ngoba mawukhala ngesikhathi kuncono ungiqashele imoto ezohleze ingibuyisa endlini,uzobona ke lapho ngoSix ngizobe sengibuyile. uzoyiqasha?....uyazibona ke? ngazile vele,so nje awungimele,uphekeni vele maqondana wamie?

written by Actorscoach

29/03/2024

Sphephelo Zulu echaza kabanzi ngomlingiswa wakhe uSihle emdlalweni othi oqoshwa yiDabhazi Pictures/Dabhazi Films. Ungabalandela ubheke nomsebenzi wabo🎭

17/03/2024

The actor does not live the part as people often say 'mele uyiphile lento ibe kuwe" noo...the actor must act it so well that the illusion of living the part is created🎭

16/03/2024

I wana take some of my students to watch a stage play for experience n more knowledge,if ukhona umdlalo weshashalazi ozoba seThekwini ngicela ningtshena or pls share a poster🎭🙏

[email protected]

10/03/2024

Zulu Monologue

performed by Sbongile K Ndlovu

bookings/auditions
[email protected]

10/03/2024

Shebeen Queen Zulu Monologue🎭

performed byPhumelele Dlulisa Dlulisa

09/03/2024

Nanka Amahlaya(Zulu Monologue)

Koda lomlungu bakithi, wezwa ngoban vele ukuthi nguNonhle? Peter angikuthandi,imali yakho angiyifuni,izimbali zakho angizithandi ngisho nalenja yakho uSpotie angimthandi. Ikabili lento,angisilo uhlobo lwentombazane oyfunayo noma awusiye uhlobo lumuntu engulidingayo,kodwa okubalulekile ukuthi A-NGI-KU-THA-NDI....🤷‍♀️ Inani imoto yakho? hhayi cha angiyithandi nayo.... Hehe yazi ngiyalingwa,uchaza ukuthini uma uthi awuythandi neyami ekubeni ngingenamoto? uhlekisa ngami vele?......Ini? aibo Peter imoto uyithengele mina? Hawerh Ma shele, Peter inhle nje lemoto😭 uqinisile kodwa? Peter don't make me cry,buka noSpotie🐕‍🦺 uyayjabulela,ncoo bakithy inja ka-Antierh enhle nzena,uyamthanda uAnti uNonhle wena angithi? nkosuwam akaseCute.

written by Actorscoach Mnqobi Ntshali

Address

57 Cato Heights
Durban
4001

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when IsiZulu Monologues posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Videos

Share


Other Digital creator in Durban

Show All