Mamntimandze Nqøbïlë

Mamntimandze Nqøbïlë Sending love ❤️ 😍 to all my followers
(2)

17/11/2023

" мalιnι ιgwιnya ??
" R3
" мelιѕнιle?
" R1
" waѕнιѕe Aвe mathathu

17/11/2023

Umjita Ohamba eyobheka isbhamu esingekho uma beqeda ukumsakaza ngempama 🚩

16/11/2023

👧:"Sir khona abathi umubi"

👨🏽‍🏫:sukuma fast ukhombe lo okubuzile

16/11/2023

If inkomo inamanqina aw-4, why siphuza itiye ngoba e Pep kuvalwa ngo-5?😭

16/11/2023

❤️10K followers ❤️

Danky bangan bam

16/11/2023

Masenicofa amafoni after neqiwe ipleti emcimbini nisuke senibiza amaphoyisa yin😏

16/11/2023

🥹🥹🥱🥱ihlazo angikaz ngavota .ngzobhalisa nj kodwa angaz nokuth ngovotelani

15/11/2023

"Mnje ugesi uhamba nini?" bekhomba wena ngekhanda uvakashile.😭

15/11/2023

How to kill Me








🤔VeLe vele ufuna
ukungbulal

15/11/2023

Into emnandi ngokudla imali yestokfela ukuthi namaphoyisa awangeni 😅

15/11/2023

Hi Bafazi 👋
hayke!!I just found out ukuthi Lo mfana uYangijolela!!!😭nentombazane ekuthiwa uSbahle!!😩💔 then ngathatha i4n Yakhe esalele and I deleted iinumber kaSbahle and save me as Sbahle!!😭 Ekuseni wahamba waya emsebenzini umuntu , kwathi ngabo8 , ngamubhalela itext ,"Hey BaBe congiithengela airtime ngifun ukufonel ekhaya kyaphuthuma''!!🥺waphendula fast Naye wathi "Khululeka mama , ngizokufakella manje"!!🥺 after 10mins yangena airtime!!😭 wangifonela usuku lonke ngingawabambi amacall!!😩 late uma efika endliiini ngamsendela callback waphuma ngokushesha wathi Kimi uya etoilet!!😭 Wangifonela wathi "Sthandwa Sam , why ungayibambi 4ni I'm worried about you"!!🥺 Ngathi Min "'awubuye endlini Wen sfebe"!!😭

15/11/2023

*Incoming call*
"Ma?"
"Doti , sdwedwe"
"Nawe Golo , nayinja bo"

15/11/2023

Bafeee umjolo kmele ungenelwe abazali ngeke.. Syafetshelwa Lana 😭😢😃🔊

24/07/2023

Yaz umfana onengane uryt makukuthi umawengane washona👍

24/07/2023

"Ingena kaNjani impukane🪰 ukhona endlini"

Guys kubuhlungu ukungasebenzi😭😭

24/07/2023

"Ugeza Ngezingoma
Ezingakhi "

Mina:Umbay'mbayi
Nakhona Nje Udubula
Sengise Taxini

24/07/2023

Yekela ukumposta sijolile naye syamazi akananqondo😹😹

A friend iwanna keep forever ♥️♥️🤌🤌
24/07/2023

A friend iwanna keep forever ♥️♥️🤌🤌

24/07/2023

Some people need to Understand Ukuthi Basihlukumeza Kakhulu Emoyeni💔Babukisa Kakhulu Ngathi👍Showed their true colors 💔 Umuntu Akuthuke Asho Wonke Amagama👍kwathi Noma Sesizehlisa Singekho ephutheni Banyukela Kakhulu..Akukho Ke Okuyophinde Kusihlanganise Nabo This applies to freindships ,family and Romantic Relationships ..❤️🥰 Sometimes don't we hate you but sohlezi Sisaba ubulwane enasivezela bona👍yes Iforgive but I don't forget ❤️🥰Anginifisel Ke Okubi kdau Ayisekho into Eyosihlanganisa Nani noma Ningaxolisa

24/07/2023

Makuke kwavela umkhulu nom gogo wemali Kuma comments simthuka sonke

24/07/2023

Bashana anisenamalume Nah

Kusho uGatsheni engasalitholi ibhola

24/07/2023

LePost Niyhleke Emini
Ngizonibona After
Work🥱

24/07/2023

Amantombazane zifebe

Kusho umfana owenzelwa usiko emzin orong ngenxa yobufebe buka Nina 😔😔🙄🤞

If people can walk away from you ...let them walk 🚶‍♀️..your destiny is never tied to anybody that left 😍
23/07/2023

If people can walk away from you ...let them walk 🚶‍♀️..your destiny is never tied to anybody that left 😍

23/07/2023

Ngizoshada Mina nizosala nibuka amaPost ami nithi kanjan ngoba
Besith uyahlanya

23/07/2023

Omunye ubusy ugxeka abazalayo lapho ngane yakhe incola ngath 😭🤚😆 amanzi ayashokha

23/07/2023

Gys mawuyobuk TV mzin yabantu ..uphatha umphako ngek phl 😭😭🤚🤚🤣

23/07/2023

"uyaBizwa"
"NgiYez"
"Manje"
"Haw Slima ngithe ngYeza"
"We mah uthi uyiSlima"

23/07/2023

Umunt Afike ezobukela iDurban Gen
Ahambe Sekuphel iMbewu
Sidle 💔Nini ke 😏

23/07/2023

👩🏻::Babe Vuka sikhulume

🛌🏻::Banamanga.

23/07/2023

Inkinga ukujola nam ngoba ngibuye ngifune ukuncengwa

22/07/2023

Iyanyanyisa Koda intombazan emitha kabili eHigh school 😞

Angisho kuth ngincono kneyntomb zenu kodwa usengawshintsha umqondo🤌🤌♥️🥰🥰
22/07/2023

Angisho kuth ngincono kneyntomb zenu kodwa usengawshintsha umqondo🤌🤌♥️🥰🥰

22/07/2023

Bese Kuba Ne Zinja ZeGame Maziya Endodeni

"Bye Guys Wozokhiya Umnyango Baba"

22/07/2023

"Pheka izingane zilambile"

Lapho anginayo neyodwa elambile

22/07/2023

Asikuyeki sisakthanda slinda kudele inhliziyo

22/07/2023

ama voice wenu during s*x umuntu angaze acabanga ukuthi ulele no Duncan 🥴

22/07/2023

Uzopostwa kanjn usajola ka Buthelezi 🙄✋...labantu bafihla ngisho inyama

22/07/2023

Wenzen u Mamntimande😭🤚🤚

22/07/2023

And angnayo

Address

Ridgeview
Durban
4000

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mamntimandze Nqøbïlë posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Mamntimandze Nqøbïlë:

Share


Other Digital creator in Durban

Show All