Impumelelo Youth TV

  • Home
  • Impumelelo Youth TV

Impumelelo Youth TV Youth TV, where we give youth platform to showcasetheir talent. Found talent and grow them. Motiva Youtube: impumelelo youthTV

09/02/2025

Sesibuyile📽📸🎬

Abanothando lwe Modelling nansi Agency New page please....
06/01/2025

Abanothando lwe Modelling nansi Agency

New page please....

06/01/2025

End of January

Siyabuya futhi.....

01/01/2025

Happy new year
2025

25/12/2024

Izindaba zomphakathi
Ne impumelelo Youth TV

Loading.......

Ukhisimuzi omuhle kanye nonyaka omusha omuhle kini nonke
24/12/2024

Ukhisimuzi omuhle kanye nonyaka omusha omuhle kini nonke

Photoshoot ihambe kahle Cheezy Usonkondlo
13/12/2024

Photoshoot ihambe kahle

Cheezy Usonkondlo

KwaSanti kusasa Emathuneni. The Poweful Stars kune Movie ezoyikhipha iphinde ihloniphe labo abayinxenye yawo ngama award...
22/11/2024

KwaSanti kusasa Emathuneni. The Poweful Stars kune Movie ezoyikhipha iphinde ihloniphe labo abayinxenye yawo ngama awards

Kanti futhi kunama artist Azobe ekhona esina ededelana inkundla.

Thina siyiMpumelelo Youth TV kungenzeka singabi khona ngenxa yokuthi kunomcimbi esizoqala kuwona.

Kodwa besicela if u around kwaSanti ungaphuthelwa yilendumezulu yomcimbi abawuhlelile

Saturday besise Marainnridge community hall emcimbini ka Mr&Miss Timeless Treasure. Siyabonga kakhulu konke kwahamba kah...
18/11/2024

Saturday besise Marainnridge community hall emcimbini ka Mr&Miss Timeless Treasure. Siyabonga kakhulu konke kwahamba kahle..

Kusasa sizobe sise Marainnridge community hall Ku Mr&Miss Timeless Treasure 2024.Asihlangane khona
15/11/2024

Kusasa sizobe sise Marainnridge community hall

Ku Mr&Miss Timeless Treasure 2024.
Asihlangane khona

Weekend esisuka kuyona besinama Models akwa Mahlobo Modeling Academy siwashoot ethekwini
14/11/2024

Weekend esisuka kuyona
besinama Models akwa Mahlobo Modeling Academy siwashoot ethekwini

Konke kuhambe kahle ethekwini e Durban Exclusive kwi event (the last standing poet competition) and congratulations kwab...
26/10/2024

Konke kuhambe kahle ethekwini e Durban Exclusive kwi event (the last standing poet competition) and congratulations kwaba winnile.

Siphinde sixolise kwaSanti la esigcine sihlulekile uku cover ukufika khona ngenxa yeskhathi. La bekune event khona ikakhulu inxenye yomunye ongumndeni lapha ekhaya cheezy.

Kodwa siwatholile ama update konke kuhambe kahle Nakho, sibonga bonke abathenga ama tickets bafika to support.

Kunama events amabili kulelisonto esiya kulona mhlaka 26 Oct. Uma nje ungumthandi wezinkondlo ungalenzi iphutha lokuthi ...
24/10/2024

Kunama events amabili kulelisonto esiya kulona mhlaka 26 Oct. Uma nje ungumthandi wezinkondlo ungalenzi iphutha lokuthi uphuthwe yiloluhlobo lama events olulapha imphefumulo.

The last poet standing competition izobe ise Durban Exclusive

Amadoda amabili live recording poetry izobe isendaweni yakwaSanti st wendolins e Faith Life Kingdom church.

Uma kukhona ofisa ukukwaz kabanzi ngawo more info izi number zikhona Kuma posters

Thina as impumelelo Youth TV sesohlangana khona

Matric 2024
21/10/2024

Matric 2024

11/10/2024

Tell us wa-healer kanjani?

08/10/2024

What's new in town?

Address


Telephone

+27797914604

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Impumelelo Youth TV posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Videos

Shortcuts

  • Address
  • Telephone
  • Alerts
  • Videos
  • Claim ownership or report listing
  • Want your business to be the top-listed Media Company?

Share