Ewandy.K

Ewandy.K Radio presenter & Content Producer

African radio
Current: @ Mavundla Media
Ukhozi Fm (Sihleli ekhoneni)

02/09/2024

Inqama isakhokha amandlaπŸ™

01/09/2024

πŸ˜‚πŸ˜‚πŸ˜…πŸ˜… Ay 🀫 Nanka eba maningi ke manje amagoli

Ay No... We've been nice for too long!!! Angisaxolisi ke manje! My Guy is undoubtedly special, unmatched! Umjita is simp...
31/08/2024

Ay No...

We've been nice for too long!!! Angisaxolisi ke manje! My Guy is undoubtedly special, unmatched! Umjita is simple gifted and We've never seen anything like him!

Can't be compared, initially mangimbona I thought there's a lot in common between him and Mesut Γ–zil or maybe in a morden day football umuntu ofana no Martin ΓΈdegaard???

Naah Cold is Non of that! He is Him, and abazolandela will be compared to him... it's about time that we accept ukuthi we have a new kind of player in the game ⚽️

Unless you can compare him with anyone??? Mina ngithi asimyeke umjita apheke, let him cook and thina lets learn and take notes...

Then maybe in the next 5-10 sizobe sesibona ke ukuthi obani abadlali aba influence_we indlela yakhe yokudlala and start comparing them to him... Cause Palmer is a new spec! Hes built DIFFERENTLY🀞

30/08/2024

It doesn't matter! Get used to the fact that empeleni no one really cares! Ukuthi uzizwa kanjani wena doesn't matter🀞akunankinga.

29/08/2024

Kad ngbuka I Sundowns, uManqoba ngath ufike nomthetho omusha nje lapha? I instruction ngathi ith Fakani ibhola ebhoksini madoda!🀭

Lunjani kodwa uvalo???? Ngaze nganabadlali!!! Ngaze ngano Coach πŸ’™βš½οΈ What a team πŸ™Œ To think that Romoe lavia and Nkunku a...
25/08/2024

Lunjani kodwa uvalo???? Ngaze nganabadlali!!! Ngaze ngano Coach πŸ’™βš½οΈ What a team πŸ™Œ To think that Romoe lavia and Nkunku are not even on the team today?? πŸ˜„πŸ˜„πŸ˜ƒ it's simple crazy

23/08/2024

Uma uyintombazane kuyasiza ukukhala, Uma ungumfana akusizi! Yingakho kungafanele indoda ikhale... It just doesn’t work!!!

Maybe that's why when we greet each other as men! Omunye owethu ebuza ukuthi kuhambakanjani? Impendulo yomunye noma ngabe akekho right ithi "Ay no, ukukhala akusizi bafo" and we get it

It's because really akusisizi ngempela ukukhala... on the other side some female asimele ngokuthi asikhale nathi!!! Cause it works for them, bayakukhohlwa lokhu kokuthi akusisizi thina...

For men ukukhala has never worked 🀞🀞 Since the dawn of time! It All comes down to the fact that. NO ONE CARES!!!

17/08/2024

Iyathanda, awuthandi!!! Okwamanje iyodwa inkosi yomaskandi!!! Enye mhlambe izofika ngonyaka ozayo!!! Kushuuu Khuuuubaaaa πŸ’™πŸ’™πŸ’™πŸ’™πŸ’™πŸ’™πŸ’™πŸ’™πŸ’™πŸ’™πŸ’™πŸ’™πŸ’™πŸ’™πŸ’™

17/08/2024

All in all, Uma ungabuphuzi utshwala VIP is overrated🀞 hhayike Kodwa uma uphuza zisuke zimbiwe insele yazishiya! 😏

You'rl know what it means... it's back ⚽️⚽️⚽️
16/08/2024

You'rl know what it means... it's back ⚽️⚽️⚽️

14/08/2024

"Sisuka kude, ngicela ungivumele ngiqale impilo yami kabusha ngize ngiphumelele πŸ™" *Sisuka kude* has got to be the best breakup song to come out of SA.πŸ™

14/08/2024

Sisuka kude or Emaphupheni?

This one humbles me πŸ™πŸ™ Surely the biggest interview I've ever had... akube yinto yakusasa ke Brazo πŸ™
09/08/2024

This one humbles me πŸ™πŸ™ Surely the biggest interview I've ever had... akube yinto yakusasa ke Brazo πŸ™

08/08/2024

"Ngixolisa kuwe, wena sitha sami owawufungile, ngikuphathele izindaba, nemiphumela emibi ngesifungo sakho... asphumelelanga kuncono ubuyele emuva uyozama okunye"

06/08/2024

Waze wangihleka usisi Waka Sanitech... yaz kanti benginganakile mina ukuthi uzocabanga kanje yena...

Kushuthi ngiyafonake ngiyamtshela ukuthi sizodinga ukutholelwa ama toilets for a construction site ese Verulam.

Sivumelane ke ngama specs nakho konke okunye, useyabuza ukuthi yinto yanini leh? ukuze ezongiphuthumisela

Sengithi ke mina eyiii, ukube uyazi Sisi. ngifona nje ingoba vele ngilah e siten kumanje, ukube ibikhona indlela...

Hau angbange ngisaqeda, wavele wangikha ngensini usisi 🀭 ngixakeke nje... mase ngibuyisa umqondo ukuthii hhayiboo 🀭

Kungenzeka yini ukuthi losisi uzitshela ukuthi ngikhuluma naye nje vele kushuthi ngikhulumela into yamanje nje 😏

04/08/2024

Bese kuba u Linda Mtoba πŸ”₯πŸ”₯πŸ”₯ Hhayi khohlwaaa... Uvala ke lowa 🀞🀞🀞

03/08/2024

Into iyakwazi ukulunga ibe right wena ungeyona ingxenye yayo... with or without you my Dawg!! Kwazisholo u Thulani way...

03/08/2024

Igenge eningi ishawa ithayming 🀘 igenge ishawa u where, when & how. ikhuluma into e right endaweni e wrong ngesikhathi esi wrong

01/08/2024

Ngiyanizwa kulento ka Miss SA, it's the Hypocrisy that I really don't get...

What about Oskido, Connie & Shona Ferguson, Dj Fresh, Sho Majozi and Trevor Noah? nakhona this is just to name e few nje... Aninankinga nabo bona?

30/07/2024

Leyashandisi ye LGBTQ ban bani eyenziwa lapha kwi opening ceremony yama Olympics was disgusting!!! Lamadoda abelengise izilwaxa lapha abenyanyisa impela!

I never thought i christianity will one day be the most disrespected religion emhlabeni kanje, worse thing indlela ama christians a defenseless ngayo ngeke enze Nix. 🀦

21/07/2024

🎢Xikwembu xama timba wena uyahalalela, xikwembu xama timba wena uyahalalelaa... Sizophumelela πŸ™Œβ€οΈ 🎡🎹

20/07/2024

Ngisayokwenza i Radio ❀️❀️❀️❀️❀️❀️❀️❀️❀️❀️ i get super excited every Saturday mornings

18/07/2024

Yimi ngedwa onabantu angabazi ku WhatsApp? Yinkinga leh πŸ€¨πŸ€” we even view each other's posts nabantu engbaqabukayo πŸ˜…πŸ€¦β€β™‚οΈ

Spoted at Cobham.Ooh Yes!!! the Club of my life is back to it.
08/07/2024

Spoted at Cobham.Ooh Yes!!! the Club of my life is back to it.

01/07/2024

I Anxiety isathe hhamuu, kusabhizwi ne overthinking ke kulamalanga, yini manje leh eseniyi overthinker kangaka nina manje esthubeni, ihamba kanjan lapho i Mental health?😁

29/06/2024

Angeke bayivale yonke iminyangoπŸ™

Amakhosi amahle, abafana bokuthula noxolo ✌️✌️
23/06/2024

Amakhosi amahle, abafana bokuthula noxolo ✌️✌️

22/06/2024

Deep down ngiyafisa ukuba ilesithuphethu esingu Siyacela 🀞🀞 Ngivele ngingazi nje nokuthi zikhiphani... πŸ˜…

Izwi Lomzansi 98.0 fm Mavundla Media Experience Igweva Lethu  Ewandy.K Proud of this one... kusasa we hosting iGweva let...
21/06/2024

Izwi Lomzansi 98.0 fm Mavundla Media Experience Igweva Lethu Ewandy.K

Proud of this one... kusasa we hosting iGweva lethu πŸ™ŒπŸΏπŸ™ŒπŸΏπŸ˜… Aaah... uNkosi uzobe eseZwini πŸ™ŒπŸΏπŸ™ŒπŸΏπŸ™ŒπŸΏπŸ™ŒπŸΏ Laphaa kwaMntengane β€οΈβ€οΈπŸ€ŸπŸ˜€πŸ€Ÿ

11/06/2024

"Angithi omalume bakumele, ngithemba wena ke my dali, Ay yo haa ngeke uze ungidlale, yoo haa thumel'imali, yamaloboloo bakikize"

Address

Durban

Telephone

+27603479185

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ewandy.K posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Ewandy.K:

Videos

Share

Category